Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 22 Guests and 2 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 2 of 25 < 1 2 3 4 ... 24 25 >
Topic Options
Rate This Topic
#15663 - 02/19/04 03:13 PM Re: ukwetheswa umntwana ibizo
Lobengula Offline
Nkosi
*****

Registered: 09/16/03
Posts: 1077
Loc: Tsholotsho
If you go to the Zim Institute of Chartered Accountants website as follows:
www.icaz.org.zw
-Click on Students
-Click on Qualifying Examinations
-Click on Current Examination results
-if you page down to student with an exam number
3059 you will note that his Name is Themba
-Surname is Mudidi !!!!

Top
#15664 - 02/20/04 06:02 AM Re: ukwetheswa umntwana ibizo
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Mawundlu kaMalandela!
Nina beSilo!
Nina bakaMthaniya!
Nina bakaPhunga no Mageba!


Ngithanda ukuphosa itshe esivivaneni somlando wenhlanhla. Ngisabhibhidla ngakho angikwazi ukumumatha umthamo omkhulu. Ngivukwe amadlingozi ngathi angigiye. Angiphethe namdlelo neqhabanga lokugiya. Nokuncwada angincwadile!

Bakwethu, kukhona okungangiphathi kahle. Ma ngilandela inkosi yohlanga (Lobengula) kwi website ye ICAZ, ngibona kunabetshabi abaqanjwe ngezibongo namagama kaMageba. Umzekelo : uNgquzandini lona (Mudidi), uzibiza Themba. Besekuba no Tendai Mkwanani.

Mina ngithi cha ngeke madoda! Bazifakela umkhokha nje kuphela. Abetshabi sebethenge izibongo namagama ethu wemadoda! Yikona lokhu okusifakela ububha nobuntembuzane! Yikona okusuka kwenze sengathi thina besilo sesikhuluma isikirimane! Ulimi namasiko kufa kanjena ngoba lezilwanyana ezinamagama nezibongo zethu yizona ezivame ukugqama emphakathini. Phecelezi, an impression is created that we are Shona since prominent people (ie CAs) bearing our names and surnames are Shona speaking.

Nithini nina bakaMntungwa no Mbulazi?

Top
#15665 - 02/20/04 12:23 PM Re: ukwetheswa umntwana ibizo
Lobengula Offline
Nkosi
*****

Registered: 09/16/03
Posts: 1077
Loc: Tsholotsho
EzakwaZulu

Hawu ngane yakwethu , awusangitsheli ngani ukuthi u Sipho usekhansele
umsebenzi(ukuthethela) wamadlozi ? Nami ngizwa bathi ubethenge izinkukhu ezimbili
iqhude nesikhukhukazi . Uthe lapho esoyizihlaba wathola iqhude lizitika
ngesikhukhukazi . Wathukuthela wagana unwabu wakhansela ngisho nomsebezi
ethi yena angeke enze umsebenzi wamadlozi ngezifebe .

Top
#15666 - 02/21/04 05:42 PM Re: ukwetheswa umntwana ibizo
Sirumula Offline
Nduna

Registered: 10/18/03
Posts: 436
Loc: Bengo central place
Ake libone manje ukuthi omakhelwane ngangale kukaZambezi bathini.they wanted to show their gratitude to the technology advancement [cellphones].
1.Simcard Mwanza
2.Dial Njovu
3.Voicemail Mwanawasa
4.Hold on Phiri
5.Message Bwanya
6.Motorolla Zulu
7.Handset Chiluba

Top
#15667 - 03/09/04 04:18 PM Re: ukwetheswa umntwana ibizo
nzingo Offline
Mafikizolo

Registered: 03/09/04
Posts: 16
Loc: Tsholotsho
HA MTWAKAZI OMMHLE LAZE LANGIBULALA NGEMBAMBO MINA NGIFUNDA LOCHDYAUSIKU KUYINI KHONOKHU

Top
#15668 - 04/28/04 07:41 AM Re: ukwetheswa umntwana ibizo
hlathi81 Offline
Ndunankulu

Registered: 10/14/03
Posts: 574
Loc: gwanda..
kule player ye Njube Sundown okuthiwa ngu "HAVE-A-LOOK DUBE"


--------------

"Higlllllllllander mama!!!!"

Top
#15669 - 04/28/04 07:41 AM Re: ukwetheswa umntwana ibizo
hlathi81 Offline
Ndunankulu

Registered: 10/14/03
Posts: 574
Loc: gwanda..
kule player ye Njube Sundown okuthiwa ngu "HAVE-A-LOOK DUBE"


--------------

"Higlllllllllander mama!!!!"

Top
#15670 - 04/28/04 04:34 PM Re: ukwetheswa umntwana ibizo
Sirumula Offline
Nduna

Registered: 10/18/03
Posts: 436
Loc: Bengo central place
lelibizo litrick baba..have-a-look hk hk.but singakuthini omunye lomunye kukhona okutshiwo libizo lakhe.ingani bakhona oKhuphalonke Mahloma.injalo impilo bafethu.

Top
#15671 - 05/03/04 04:37 PM Re: ukwetheswa umntwana ibizo
Dabukamhlaba Offline
Nduna
*****

Registered: 04/30/04
Posts: 372
Loc: RSA
haaaaaa haaaaa haaaaaa, madoda ngihleke ngaze ngaba mubi, noma umzwakhe wathi umuntu muhle mayehleka.

manje ngilomngane othiwa ngu Leave-It

Top
#15672 - 05/14/04 04:04 PM Re: ukwetheswa umntwana ibizo
Dabukamhlaba Offline
Nduna
*****

Registered: 04/30/04
Posts: 372
Loc: RSA
ngihlangane leyinye i tshi ethiwa ngu Nomatterwhat-theycallme Sibanda

Top
Page 2 of 25 < 1 2 3 4 ... 24 25 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert