Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 29 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Topic Options
Rate This Topic
#17552 - 01/12/06 02:08 PM Umdabuko wenhlamba, ukuhlambazana lobundebele
Makhelwana Offline
Ngqwele

Registered: 01/11/06
Posts: 156
Loc: Ebunandini
Sengifunde indaba ezinengi ngokufika kwami kodwa kusala kulombuzo owodwa ebengicela lingifezele wona.
Njengomafikizolo ngilethemba kalisoze lihle lingisusel'amanqe sakuleya enye itopic engikengafunda kuyo.
Ngisangumfanyana bengivame ukuzwa obaba labomama besintwini bekhuluma inhlamba emphakathini, kumbe kusebhasini ka R O C kumbe kuMagedlela, ebhawa, eRenkini loba ezindlini zabo.

Ngangizizwa lezonhlamba lami ngaze ngazifunda.
Ubuzwa indoda engumhlonitshwa isukela omunye nje uzwe isithieg "uyahlanya uNDlovu isizwe so*****, mina ngizamkhahlela amasende nxa engangazi", kumbe uowesifazi emkambo esithi "uMandiweni sitere sakhe uyangijwayela umazakhela lowana, ngizambonisa izibunu zenyoka lifuna ukubona ngimkhuphela amaregwe mina lina!".
Ngikhule ngisizwa amaloja etshelana amagolo awo kumbe umakhelwane etshelwa ubu***** bakhe emphakathini, belisima indebele ngemva kwengotsha lingesabi ukuthi njengoba isanda ukugelwa ingAliphandla amehlo, kuthunqe uthuli kutshelwana amagama.
Umbuzo nanku, kuyimvelo yesindebele yini yokuthethisa, ukuthethisana kumbe ukuhlambaza omunye umuntu na?
Ngingajabula nxa ngingathola impendulo kulabo abalolwazi ngemvelo yalezonhlamba esindebeleni lakulabo abakhula bezizwa njalo abalokhu be hlangana laleyo culture yokuhlambaza.

------------------------------------------------
Get Rich quickly or die Trying.........be warned.

Top
#17553 - 01/12/06 05:05 PM Re: Umdabuko wenhlamba, ukuhlambazana lobundebele
Maqhamehlezi Offline
Nduna
****

Registered: 08/05/03
Posts: 362
Loc: Emzini wezi-Nkonjane
</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Originally posted by Volovolo lwe AKA:
<strong>
Umbuzo nanku, kuyimvelo yesindebele yini yokuthethisa, ukuthethisana kumbe ukuhlambaza omunye umuntu na? </strong> </font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Mfowethu Volos,

Indaba ilapha wethu, ukuthukana noku hlambaza kuyimvelo yoluntu kumbe kwabantu bohlanga abehlukile jikelele ,ngakho njengoba aMaNdebele engabantu nabo yikho uthola kukhona ukuhlambalaza, akutholakali kuphela kuwona.Abelungu uyobezwa nabo bethukana mathupha nje bathi,fuck you,wanker,asshole,bastard,son of a bitch njll.Ngethemba ngokukhalipha kwakho uyayithola lendaba ukuthi ngeyoluntu lonke magumbi mane onke omhlaba.Hhayi-ke uMaqhamehlezi sekathi cosololo kancane ame khona la,kuyabongeka.




------------------------------------------------
Get Rich quickly or die Trying.........be warned. [/qb][/QUOTE]

Top
#17554 - 01/13/06 09:52 AM Re: Umdabuko wenhlamba, ukuhlambazana lobundebele
Gaselomhle Offline
Ndunankulu
*****

Registered: 08/25/05
Posts: 517
Loc: Buqamama
Angikaze ngitaditshe ngezemvelo yenhlamba ngokunjalo ngizakupha i-opinion nje. Ngibona sengathi ngokwemvelo bekuvele kukhona ukuhlambazana. Ngibona it was a way of expressing ones' inner emotions okuzonda, ukuthukuthela loku khomunikhetha ukungangajabuleli isenzo esithile.

Top
#17555 - 01/13/06 10:41 PM Re: Umdabuko wenhlamba, ukuhlambazana lobundebele
nomakanjani Offline
Ngqwele

Registered: 06/07/05
Posts: 105
Loc: Ng'khaya
Kanti ngingathi nyawo lwakho ngiyabe ngikuthuke njani wena ulalo lolonyawo? Ukuthuka kungaba yikukutshela ngonyawo ongelalo, kodwa ma ulalo, nex akulakuthuka. Esintwini kuvame ukuba lamagama asetshenziswayo ukubiza ngenhlonipho izinto ezihloniphisayo ukubiza bhadla. Kodwa yena ubhadla usuke abe ready made and too readily available nxa amatempers engani aqansile.

Top

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert