Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 42 Guests and 3 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 1 of 5 1 2 3 4 5 >
Topic Options
Rate This Topic
#27696 - 08/30/04 10:12 PM User Titles
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2124
Loc: Ayowa
Sibalukhulu!

Umuntu vele ludubo selikwazi lani by now. Umnika isandla yena sefuna ingalo yonke. Ngiyayithanda kakhulu irecognition eliyinika laba abafana lami abalawula kakhulu lanxa nje beziwumanela. Pho ke lapha ngizibona sengifike kubanga lokuthi ngithiwe ngiyiNduna eNkundleni.

Mhlawumbe lisungula i forum yenu alizange linakane ukuthi kungaba lowesintwana ongalawula njengami. Kuqondile. Pho njengoba sengifikile kulelo banga, kuqondile ukuthi lami ngithiwe "Nduna"? Angila phela ama lokhuzeni <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" />

Ngidingelani ititle e gender sensitive hawu bantu! Mina I am a very proud Ndebele woman. I don't wantr to be mistaken for a man ngitsho lakancane.

Ngilama suggestion lami Nandi, Ndlovukazi kumbe liphi lani elingalinakana okulokuhlonipha uMama phakathi.

Ngiyabonga

Top
#27697 - 08/31/04 10:39 PM Re: User Titles
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Mabila
Sothole!
Sogodi
Khanyile
Mthiyane
Mathamb' espokopoko


Mshana wami, awu nkosi yami! Wacela ukuba yindlovukazi noma uNandi, kepha izicukuthwane zesigungu zakupha isicoco sokuba yingane yentombazane yenkundla. Interesting indeed. From isikhulu to a daughter!

Methinks you're demoted!


uMntongenakudla kaNgogwane waKwaDlangezwa.
uVeyane.
Inkwali yenkosi.
umcondo yegusha.

Inxangiphilile.
KwaMtubatuba.
KwelikaMthaniya.

Top
#27698 - 08/31/04 12:47 PM Re: User Titles
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2124
Loc: Ayowa
Sibalukhulu!
Isintu laso! Ngiyazi sibili ukuthi akula equivalent yeziNduna ngaku gender yabo mama esintwini. But eyenu i gender disparity isi worse! Indodakazi isiphansi kakhulu hawu kule nduna. Selingedlulwa ngabe tshabi ngoMbuya Nehanda wabo...hayi bo...zamani futhi?

Top
#27699 - 08/31/04 10:04 PM Re: User Titles
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2124
Loc: Ayowa
Phepha Sibalukhulu sengikuthwalise nzima.
Asiqhubekeni sizama sizaze sikuthole. Okulenkani ngokunjani. I Nkosazana phela lokhe ingaphansi kweNduna! Asiqhubekezni sizama. Ngiyabonga kakhulu to see that you are responding posititively to my plight.

Top
#27700 - 08/31/04 10:17 PM Re: User Titles
Bhudaza Offline
Ndunankulu
*****

Registered: 11/09/02
Posts: 586
Loc: Byo, Mthwakazi
Induna kuthiwa yiNduna ngesiNdebele lanxa insikazi. AbeNswazi abaleNduna engumfazi bangangifakazela.

Top
#27701 - 09/01/04 01:53 AM Re: User Titles
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2124
Loc: Ayowa
Bhudaza

<img border="0" alt="kill" title="" src="graemlins/kill.gif" /> <img border="0" alt="kill" title="" src="graemlins/kill.gif" /> <img border="0" alt="kill" title="" src="graemlins/kill.gif" /> hk hk hk hayi bo Induna ensikazi? yiSiNdebele sangaphi leso? Ungani nje ukhuluma ngenyamazana hatshi abantu!

Top
#27702 - 09/01/04 03:03 PM Re: User Titles
zelizwe Offline
Mafikizolo

Registered: 10/24/03
Posts: 16
Loc: Johannesburg
Igama elithi "nduna" yisiqu segama induna. Uma sesibheka ubulili siyabe sesibheka ubu-"duna", for example, benja kumbe ubusikazi benja. EsiNtwini kwakungejwayelekanga ukuba le-"nduna" yomuntu wesifazana ngakho kwaya lajwayeleka leli gama elithi "nduna" ngoba ibusa umuntu wonke esigabeni. In other words, the father of that particular isifunda. The word "duna" essentially refers to the male species.

Top
#27703 - 09/01/04 08:05 PM Re: User Titles
Bhudaza Offline
Ndunankulu
*****

Registered: 11/09/02
Posts: 586
Loc: Byo, Mthwakazi
Mabila,

Kawuluzwanga olunye uhlanya eNgutsheni baluthola lulunguze ngaphansi kwemota. Balubuza ukuthi kanti wenzani. Lwaphendula lwathi "Ngifuna ukubona kumbe ngenduna kumbe ngensikazi!" <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" /> <img border="0" alt="kill" title="" src="graemlins/kill.gif" />

Kodwa iqiniso sibili nxa sesikhuluma. Kukhona isigaba sasemaNdebeleni esileNduna engumfazi ngenxa yokuthi uyise kazalanga ndodana. Labo ababe sebebona ngama 1995-7 bayayikhumbula l'indaba eyahluphayo eyenduna ensikazi. Ngiyabona kwenzakala eNswazi. Bakhona yini abaphuma eNswazi eNkundleni bayifakaze.

Kabizwa Nduna na loMama?

Top
#27704 - 09/01/04 11:34 PM Re: User Titles
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2124
Loc: Ayowa
Bhudaza!

Inhlanya ziyagula singeke sazilandela.

Ngiyakuzwa, utsho uSinobuhle Mabhena owayeyindlalifa emzini we nduna ngapha ngemangweni weNkayi/Nyathi??. Ungathi ngiyayikhumbula indaba yakhe oWelshman Mabhena besala ukuthi agcotshwe ngoba ngungakaze kwenzakale ukuthi owesintwana agcotshwe ukuba yi Nduna. Ngibona engani lokhe eyiyo kumbe bamesula ngokuzithwala kwakhe lokwenda angsakwazi.

Top
#27705 - 09/02/04 02:32 AM Re: User Titles
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2124
Loc: Ayowa
Ngaze ngakhala ngedwa njenge ntandane kulumuzi!
Sibalukhulu, uthe usuphelelwe na kumbe lokhe usazama?

Top
Page 1 of 5 1 2 3 4 5 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert