Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 17 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 2 of 4 < 1 2 3 4 >
Topic Options
Rate This Topic
#28509 - 04/18/05 09:15 PM Re: Treatment for HIV/AIDS
Msupatsila Offline
Ndunankulu

Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
Indatshana engaphezulu itholakala kuphephandaba elithiwa iso lesizwe mahlabezulu akusimina engiyilobileyo

Top
#28510 - 04/21/05 08:26 AM Re: Treatment for HIV/AIDS
Dokotela Offline
Nkosi
***

Registered: 05/11/04
Posts: 1304
Loc: Emkhathini
We may be optimistic about a the cure for HIV infected people, but in my opinion, the answer is a quite far.

This genotypic constitution of the HIV virus is very complex.

Top
#28511 - 04/30/05 10:41 PM Re: Treatment for HIV/AIDS
Mabonwabulawe Offline
Ngqwele

Registered: 10/14/03
Posts: 126
Loc: Emlageni, eShamba
bathi ukuhamba kuzala induna abezolimi lwesintu. Ngithe ngiphonse nami kulesi sivivane, engikucoshe ngendlela ngihamba-hamba( hhayi ukuloya).
Kukhona odokotela kwele Zimbabwe esebesungule igatshana lokunikezela ngemithi kubakithi asebekhungethwe yilensindabadala yokugula.
Bathi bona bangakwazi ukunikeza ogulayo imithi edingeyo ukonga impilo yaloyo ogulayo nyangazonke ngentengo eyi ?8.00 nyangazonke, angazi ke ngamanye ama currences.
HHayi ingculazi kuphela bathi kebona sebanamadokotela kumadolabha cishe wonke nxa ubathinta bayazi ukuthola udokotela oseduze nesiguli sakho.
icontact engiyiphethe ithi:nickyb@utande.co.zw
or direct toomunye wabasunguli baleligatsha:Ingrid landman 0026311204157
****NB: angisiyo ingxenye kumbe isisebenzi salenhlanganiso.lulwazi engilucoshe ngendlela njengoba ngishilo ngenhla
ngithemba kukhona abazo sizakala.

Top
#28512 - 04/30/05 05:24 PM Re: Treatment for HIV/AIDS
Dokotela Offline
Nkosi
***

Registered: 05/11/04
Posts: 1304
Loc: Emkhathini
Ma ngikuthola kahle mfowethu, uthi wena sokukhona khambi lokonga impilo yalo, othe wathola ingqe magciwane?

Ngizacela ukuthi labo abafisa ukuthi bathathe nyathelo lokusebenzisa leyo mithi, babe lonanzelelo. Ulolwazi na, ngemininingwane yemithi abayisebenzisa okunceda labo ababanjwe ligciwane le ngculasi?

Top
#28513 - 04/30/05 09:38 PM Re: Treatment for HIV/AIDS
Mabonwabulawe Offline
Ngqwele

Registered: 10/14/03
Posts: 126
Loc: Emlageni, eShamba
Baba Dokotela
Ngithemba ngicace bha ukuthi lento ngiyicoshe ngendlela, njalo angilona ilunga kumbe angikho uhlwini lwaba sebengenele lolosizo.
Bengithi ngichathezele abangabe bedinga lolo sizo.
Mhlawumbe abantu abafana nawe abalo lwazi ngezemithi bangaxhumana nabo labo bantu bese behlomisa umphakathi ukuthi amakhambi abanikezela ngawo alungele umzimba noma cha.
iBusiness card engiyiphethe ibhalwe kanje:
SHE
Sharing Health Empowerment
nicky Brabner
108 Prince edwaard St
Milton park
Harare
Tele: 263-4-797011
fax: 263-4-797011
Email: nickyb@utande.co.zw

Top
#28514 - 04/30/05 10:13 PM Re: Treatment for HIV/AIDS
samdala Offline
Ngqwele

Registered: 08/21/02
Posts: 178
Loc: lexington
Dokotela,

Ngicela uke uchasise baba ngelauric acid ukuthi yona ilusizo na ekwelapheni amagcikwane. Ngizwa ingcitshi zisithi iyasetshenziswa ekwelapheni imvukuzane? Inganceda na ekwelapheni ingculazi?

Top
#28515 - 05/01/05 11:55 AM Re: Treatment for HIV/AIDS
Dokotela Offline
Nkosi
***

Registered: 05/11/04
Posts: 1304
Loc: Emkhathini
Ncomanzi, ngiyabonga ngemininingwane yokuthinta labo bantu. Ngizathatha isikhathi, ngiba thinte, ngihluze indlela yabo labanye bami la. Ngizafaka imicijo eveza imibono yami kulesi sihloko.

uyazi lawe mfo ukuthi, abantu nxa sebe didekile, bathatha amanyathelo ngokuphangisa, bengahloli ukuthi isiphetho sinjani. Ngikhumbula ngesikhathi kufika ikhambi elalibizwa "fungus", kwelakithi. Abantu abanengi, baphanga bathenga leyo fungus, beyinatha, begeza ngayo, bephalaza ngayo njalo.
abathengisi baleyo fungus, babangabantu abanothileyo ngokho lokho, kodwa kungela kwelatswa.

Top
#28516 - 05/01/05 12:47 PM Re: Treatment for HIV/AIDS
Dokotela Offline
Nkosi
***

Registered: 05/11/04
Posts: 1304
Loc: Emkhathini
</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Originally posted by samdala:
<strong>..ngelauric acid ukuthi yona ilusizo na ekwelapheni amagcikwane...</strong></font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Ama "lauric acid", akuqembu ilibizwa "fatty acids", atholakala kusithelo seCoconut. Lu mhlobo wama asidi, ale khabhoni ehlukene lamanye atholakala ekudleni inyama, enza ukuthi umzimba uhambise kuhle igazi lekudla njalo wehlise amanani okuba lemvukuzane.

Invukuzane yikhulula okungaqondanga kwama seli omzimba engena emithanjeni yegazi laku "lymphatic system". Imvukuzane yenziwa yikuxhwala kwama seli omzimba hatshi amagciwane. Ukuxhwala lokhu kungabangelwa, lufuzo kumbe ukukhula, kuhlanganisa ikudla ukudla okungalungelanga umzimba.

</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">...zisithi iyasetshenziswa ekwelapheni imvukuzane? </font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">
Kawelaphi lawa ma asidi, kodwa ayehlisa amanani okubanjwa yimvukuzane. Ayasetsheziswa kwezinye izikhathi kulabo abale mvukuzane kodwa, indlela ejwayelakileyo yokwelapha imvukuzane ngeye "chemotherapy", ekhipha lawo maseli axhwalileyo. Imithi enye eyande ukusetshenziswa igoqela i prednisone le dexamethasone.


</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Inganceda na ekwelapheni ingculazi? </font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">


HATSHI, njengo kutsho kwami i"genetic structure" yegciwane leHIV yakheke ngedlela enzima kakhulu. Ngizafaka imifanekiso, lezigaba, lengcazelo ngokukhula lokukwanda kwegciwane legculazi emzimbeni, kuntumezo yami elandelayo.

Top
#28517 - 05/01/05 01:17 PM Re: Treatment for HIV/AIDS
samdala Offline
Ngqwele

Registered: 08/21/02
Posts: 178
Loc: lexington
Ngiyabonga kakhulu Dokotela ngokusichasisela thina uquqaba ngolwazi olutechnical kanje.

Dokotela kanti kwenziwa yini ukuthi abacwaninga ngezokwenziwa kwemithi yokwelapha amagcikwane (viruses) yiloba aphi, behluleke ukuthola imithi yokuwelapha?

Is there a conspiracy between medical scientists, chemical biologists and geneticists and others in NOT finding a cure for viruses? Ingani obacteria labofungus alikuthathi mango nxa likwelapha? Kanti pho nxa sekubuya kumavirus kwehlulani? Is there more to the story Dokotela?

Top
#28518 - 05/06/05 11:53 AM Re: Treatment for HIV/AIDS
Dokotela Offline
Nkosi
***

Registered: 05/11/04
Posts: 1304
Loc: Emkhathini
Wonkewonke
-------------

Please take a close look at this. I picked this from the net and i found it as one of the most accurate and simple depictions of the HIV cycle.
Before we can think of how we can cure HIV infected subjects, we need to understand the anatomy of the HIV virus itself.

HIV just like all viruses binds to the subject cells and uses the inherent proteins to grow and mutate into multiple copies of itself.

1. Binding
-------------
<img src="http://img105.echo.cx/img105/5121/binding1ck.gif" alt=" - " />

The HIV infection starts with the attachment of HIV by way of the gp120 protein to the CD4 target cell.


2. Penetration
------------------
<img src="http://img105.echo.cx/img105/9637/penetration1ns.gif" alt=" - " />

After attachement, HIV releases genetic material into the CD4 cell.


3. Uncoating
----------------
<img src="http://img111.echo.cx/img111/6826/uncoating5ih.gif" alt=" - " />
Partial uncoating of the viral core occurs to expose the viral RNA. Once in the cell cytoplasm, the conversion of the viral RNA into double-stranded DNA commences as the viral reverse transcriptase becomes active.


4. Reverse Transciptase
-------------------------
Reverse transcriptase synthesizes a double-stranded DNA copy of the single-stranded viral RNA generating a provirus.


5. Integration
--------------------
<img src="http://img105.echo.cx/img105/2295/integration8xr.gif" alt=" - " />
The viral DNA migrates to and enters the host cell nucleus and becomes integrated into the cell DNA with the help of the enzyme integrase.


6. Transcription
------------------
<img src="http://img23.echo.cx/img23/695/transcription8se.gif" alt=" - " />
Once inside the host cell nucleus, the RNA changes viral DNA into RNA.


7. Translation
--------------
The viral mRNA leaves the nucleus. The translation of the viral mRNA results in the synthesis of three polyproteins essential in the continue process of viral reporduction.


8. Assembly
-------------
<img src="http://img221.echo.cx/img221/9871/assembly0ek.gif" alt=" - " />
Proteins associate with the inner surface of the plasma membrane and interact with proteins present in the plasma membrane. As these proteins accumulate on the inner surface of the plasma membrane, they aggregate and commence assembly to form the virus. As assembly continues, the new HIV leaves the cell.


9. Extrusion
---------------
<img src="http://img62.echo.cx/img62/2778/extrusion0pe.gif" alt=" - " />
As the virus buds from the cell, it acquires a lipid coat, carrying the gp 120 and gp 41 proteins. The virus is extruded into extra-cellular space in this immature state


10. Maturation
---------------
<img src="http://img157.echo.cx/img157/2005/maturation9sk.gif" alt=" - " />
During (or soon after) the budding of the new HIV particle from the host cell membrane, the viral proteinase in p160 becomes active, generating the mature form of HIV. It's at this final step the the cycle begins again to form more HIV.


Photographs provided by the Toronto General Hospital, 2004
aids.about.com

Top
Page 2 of 4 < 1 2 3 4 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert