Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 41 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Topic Options
Rate This Topic
#30544 - 12/23/05 08:03 PM Amaculo amaqawe iZipra
Gumede Offline
Sikhulu
***

Registered: 12/07/05
Posts: 211
Loc: East London
Mangibingelele kuwo wonke umthwakazi. uma kukhona onolwazi lwamaculo amaqawe akhithi ukuthi atholakala kuphi bengicela nisize. njalo bengicela umsakazo wethu ushaya fm kwesinye isikhathi asidlalele phela izingoma zabaqawe ethu.

Top
#30545 - 12/23/05 08:04 PM Re: Amaculo amaqawe iZipra
Bambitsotsi Offline
Mafikizolo

Registered: 05/14/04
Posts: 29
Loc: Khonapho
izingoma lezi zitholakala ngaphi.

Top
#30546 - 12/27/05 09:38 PM Re: Amaculo amaqawe iZipra
Msupatsila Offline
Ndunankulu

Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
Lisayikhumbula i Light Machine Gun (LMG)

Leli leqembu elalishaya iculo elimnandi ngesikhathi singekho thina.

Ngizakhangela idlalade lami ma lisekhona ekhabothini. Ma ngingalithola, ngizalithumezela umsakazi.

Kenenye ingona eyayi le chorus ethi

"Umfazi wesidwamba upheka umnqutshu ngapha uyasssza" Ngubani ongabe eyazi.

Hatshi ngiziphethe izingoma zakudala. Ngizazama ngazo zonke indlela ukuthi umsakazi wethu azithola.

Akubatshele Nkomo
Omzorewa Nkomo
LaboTshinamano Nkomo
Nguwe umkhokheli wesizwe

Top
#30547 - 12/27/05 10:07 PM Re: Amaculo amaqawe iZipra
umkabayi Offline
Ngqwele
*****

Registered: 06/04/05
Posts: 186
Loc: eNqameni
Msupatsila.......

uyazi ngiyayikhumbula i LMG choir ngangisese mfitshazananyana but ngiyakhumbula lo choir director wabo u mdala uMtshibethe...hayi babe cula abantwana ingoma yabo leyana ethi "Emoyeni" yayi khalisa izalukazi labo khulu abanye sebekhumbula abantwababo abangaphendukanga empini. uma ungayithola u thumele lo msakazi ake asiqhunsele emsakazweni....

Top

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert