Kulo munye ujaha engake ngamuzwa ehwatsha umtshoko kwelinye ilanga , ngimele ibhasi ngizivelela eManda .Waqamuka ujaha ekhefuzela esilanda isiphalaphala sentombi wafika wathi " Ngizwe kuthiwa kudala ungifuna " hawu amangale losisi athi 'Mina ,mhlawumbe wenze iphutha bhudi ngoba angikwazi lokukwazi " athi lojaha nxa ephendula "Hayi dade mina yimi lo abamuthi ngu Mr Right " Wabobotheka lodade hawu kwahle kwaqala ingxoxo ngiyathemba wakhonjwa lowa jaha ngenxa yokuthi yathi ifika lebhasi ngabona sebehleli bonke kuzwakala ubu hi hi intombi ihleka ,
_________________________
No goal is too high lf we climb with care and confidence !!!!