Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 19 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 1 of 2 1 2 >
Topic Options
Rate This Topic
#31484 - 05/26/06 12:58 PM ukushela intombi ngesindebele
vivakingston Offline
Mafikizolo

Registered: 05/03/06
Posts: 3
Loc: Zimbawe
Ukushela intombi ngesindebele is the best. Even the Bible teach us that. Ake sibale ku "Songs of Solomon".

Behold, you are fair, my love! Behold, you are fair! You have dove?s eyes behind your veil. Your hair is like a flock of goats, going down from Mount Gilead. Your teeth are like a flock of shorn sheep which have come up from the washing?? Your neck is like the tower of David, built for an armoury.

Nxa usubeka ngesindebele ke, Bheka sithandwa izinwele zinhle njengomhlambi wembuzi zisehla entabeni yase Gilead. Amazinyo akho amhlophe njengomhlambi wezimvu zigeziwe. Intamo yakho injengombhotshonga ka Davida wakhelwe impi.

Pho siyabe sifunani. Okwesilungu lama dinner ngokwama"gay"

Top
#31485 - 05/27/06 12:31 PM Re: ukushela intombi ngesindebele
magu Offline
Mafikizolo

Registered: 11/11/05
Posts: 13
Loc: sweden
I SHALL NOT SPEAK!!! <img src="/ubbthreads/images/graemlins/gpn.gif" alt="" /> hk into zama "gay" ahh u cracked me up

Top
#31486 - 06/11/06 11:06 PM Re: ukushela intombi ngesindebele
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1399
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

Magu, let me speak, lithi ngithuleleni umlomo wami ungavaliwe, ngingasisimungulu???

Nxa umuhle ntombi umuhle:
Jaha - " Sakubona ntombi. Uyajabula lo okuthetheyo".
Ntombi - "Utsho ngani, Angithathwanga mina".
Jaha - "Abukho ubuhle obunje obungahamba bodwa".
Ntombi - "Aahhg wena bhudi".
Jaha - "Iyajabula le nsizwa ekubuka nsuku zonke".
Ntombi - "Uyagabaza. Angila muntu ongibukayo mina."
Jaha - "Bheka leziboto uma ubobotheka, awuboni ke"

Wahle wazisondeza ujaha wayincoma intombi beku Combi ye PUMULA ngazibonela ukuthi omunye uzalibala lapho ehlika khona.

Li Zwangendaba.

Top
#31487 - 06/12/06 12:02 PM Re: ukushela intombi ngesindebele
Sgaxa Offline
Mafikizolo

Registered: 06/08/06
Posts: 5
Ngiyafisa kakhulu ukuthi ngabe ngiyazi ukushela ngokugiya njengo yise kaShaka egiyela uNandi emfuleni.(kuShaka The Zulu) manje i lyrics kazivuki therefore sengitshonile esambeni ngokuba khipha out!

Top
#35306 - 11/19/07 09:55 AM Re: ukushela intombi ngesindebele [Re: Sgaxa]
ngothobane Offline
Mafikizolo
***

Registered: 10/30/07
Posts: 18
Loc: South Africa, Gauteng, Johanne...
Bafowethu ingithathekise kabi indaba yokushela. uZwangendaba ungihlabe emahlabankomo ngendlela ayibeke ngayo.
Isifiso sami ukuthi keseneke isimo (scenario) lapho isesheli nentombi abadazisana kona inkani, intombi yenqaba, insizwa yona ibelesele kesibone ukuthi ekugcineni kwenzakalani.
Uma ngabe intombi seyikuqomile ubona kanjani-phela intombi ayizukukutshela ukuthi "manje sengiyakuthanda zwangendaba." Ngokwenkambo yami, angibonaze ngihlangane nayo intombi ethi "ngothobane sengiyakuthanda" lapho isikuqoma (kusafanele siqaphele lapha-kukhona umehluko phakathi nokuthi intombi ithi ngiyakuthanda lapho seninesikhathi nithandana nokuthi ithi ngiyakuthanda ngenkathi ikuvuma). Ngangibone sengiqatshulwa ingakhona ngithi qaqabu ukuthi kanti le ntombi seyiyangithanda manje!

Top
#35312 - 11/19/07 01:25 PM Re: ukushela intombi ngesindebele [Re: ngothobane]
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2124
Loc: Ayowa
Liyagabaza nje iZwangendaba hk hk
Thina sazi la amagama from insizwa zakwethu.

Jaha "Sisi ngiyakufuna"
Ntombi "Uyangifuna ungisa nga?"

Jaha "Agh wena ngithe ngiyakufuna mani"
Ntombi "Mina angikufuni"

Jaha "Haaamba! Umisa inyawo ezigobileyo"

End of story! Usuqhubeka uziyela ngekhaya nxa uthe wabalenhlanhla wangawiselwa embundwini wembambayila!
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
#35314 - 11/19/07 02:44 PM Re: ukushela intombi ngesindebele [Re: Mabila]
Madlenya Offline
Ngqwele

Registered: 01/19/05
Posts: 195
Loc: KwelikaMjoji
Originally Posted By: Mabila
Liyagabaza nje iZwangendaba hk hk
Thina sazi la amagama from insizwa zakwethu.

Jaha "Sisi ngiyakufuna"
Ntombi "Uyangifuna ungisa nga?"

Jaha "Agh wena ngithe ngiyakufuna mani"
Ntombi "Mina angikufuni"

Jaha "Haaamba! Umisa inyawo ezigobileyo"

End of story! Usuqhubeka uziyela ngekhaya nxa uthe wabalenhlanhla wangawiselwa embundwini wembambayila!


Mina ukuthi intombi isingikhombilengibona ngokuthi ivume ukuthi ngiyiwisele embundwini wembambayila hk hk lol

Top
#35317 - 11/19/07 03:16 PM Re: ukushela intombi ngesindebele [Re: Madlenya]
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2124
Loc: Ayowa
Kambe ukhona owake wavuma ukulahlwa phansi ngesiqubu langamandla hk hk Angithi yikho ukuswela amandla kwethu lokhu okusehlulayo?

kanti kuvelwe kujahweni embundwini/lengotsheni lapho?

Yini lingavele litsho elikuhlosileyo lithi "Sisi mina bengicela i... hk hk Too much meandering for the obvious. Just get down to the basics hk
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
#35319 - 11/19/07 09:52 PM Re: ukushela intombi ngesindebele [Re: Mabila]
soweto Offline
Sikhulu
*****

Registered: 11/02/03
Posts: 250
Loc: emazweni abanikazi
hk hk hk waze wangibulala ngembambo pointer sister. Uthi amajaha akithi aphosela izintombi embundwini hk hk hk. Ukukhuluma kwehlula ipholisa yikho lisithi asambe sizakhulumela enkambeni.
_________________________
Woz?ungthathe mama ngiyatsha

Top
#35320 - 11/20/07 03:57 AM Re: ukushela intombi ngesindebele [Re: soweto]
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2124
Loc: Ayowa
Ngiqinisile Cook His hk hk hk Ngiyangimangale ngilibona selikhonjwe zintombi zabelungu ngidinge ngiswele ukuthi likhonjiselwe ngubani hk hk!
Kambe labo libajwamula amabele njengathi kumbe liyagabaza sibili njengalokhu okubethwa LiZwangendaba phezulu lapha hk. Ngiyafisa ukuba yimpukane ngilalele selishela intombi zesilungwini hk hk
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
Page 1 of 2 1 2 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert