Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 19 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Topic Options
Rate This Topic
#31956 - 07/28/06 09:11 AM AmaGama EziGaba Aqondileyo
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2124
Loc: Ayowa
Asiqondisaneni Lapha bakwethu sifundisane. Amagama eSizwe sebawaguqula besenzela uku kleyima iterritory engesi yabo both abelungu labe tshabi. Azibuyele emasisweni siqambe indawo ngama gama azo. Ezami ezintathu nanzi!

1. Mberengwa = uMbele we Ngwe

2. Kwe Kwe = Nkwenkwe

3. Gweru= Nkwelu

Babethiwani oNkayi, Gwayi, Lupane njalo kuvele kusitshoni??
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
#31957 - 07/28/06 11:50 AM Re: AmaGama EziGaba Aqondileyo
Hitshi-Hitshi Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/21/04
Posts: 80
Loc: Mthwakazi
Mabila,

I Kwekwe, ngizwa ukuthi lezindawo kumbe ngithi imizi yabakhona ukuqala kuka Lobengula ethatha ubukhosi, ngemva kwomuvukela waboZwangandaba loZinkabi. Amabutho akhe okuqala, Ngameva leMbizo, yikho nje amalokitshi akhona awokuqala yi Maveni leMbizo.

Bathi uLobhengula wathi izilonda zakhe, ngemva kokulwa loZwangandaba, seziloQWEQWE ngesikhathi sale imizi. Yikho amakhiwa balibiza QueQue.

Bangaqondisa Abanye.

Top
#31958 - 08/16/06 11:11 PM Re: AmaGama EziGaba Aqondileyo
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1399
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

__________________________________________________________________________________________
Ngincindezele -
1. Mberengwa = uMbele we Ngwe

2. Kwe Kwe = Nkwenkwe

3. Gweru= Nkwelu
________________________________________________________________________________________

Mina ngeMbali loMlando wakithi ngazi uQWEQWE oseluthiwa KweKwe, kanye loGWELO.

Uqweqwe lixolo leli elembesa isilonda esesiphola. Abathi ngesikhiwa "Scab".

Ngilazi kamhlophe lelo gama ngoba ugogo ozala ubaba uMaGumede uzalwa ebuthweni laMeva ebelikade likusonaleso sigodlo soQweqwe. Wayetsho njalo ukuthi oyise babethi babeyakhele duze lomfula uMnyathi. Elinye ibutho elalilapho yiMbizo.

Is it mare coincidence that up to today we have ilokitshi le Meveni, asebesithi AMAVENI, kanye le lokitshi le MBIZO khona esigodlweni so Qweqwe?????

Lesi sigodlo sakhiwa yinkosi yesibili uLobhengula eseyehlule iZwangendaba waze wayichitha isichaphe umfula uMnyathi. Wasesakha isigodlo sakhe wafaka amabutho amabili okuthi alinde, iMbizo la Meva. Indunankulu yalesi sigodlo kwakuthiwa ngu Mazwi Gumede.

The proper spelling is QWEQWE. not Queque lokhu okwakusenziwa ngabelungu ngokukiliza.

O PASI bona kwaba worse ngoba bahle bathi KWEKWE. Kulokuthi bathi kuyabehlula ukubiza iSINTU, they prefered to tell lies and say yabizwa KWEKWE ngoba izitimela zamakhiwa zifika lapha zazithi nxa zifika e Kwekwe zitshaye uphondo lwazo zithi KWEEEEEEE. Bantu benkosi, then all the Rail Stations from BeitBridge to Kariba should have been called Kwekwe 1, Kwekwe 2, Kwekwe 3, 4, 5, 6 , njalo njalo.

History must be told as it is.

I GWELO yintanjana loba okuyisichitshana kwesikhumba. Ngesi Swati sithi ILIGWELO. NgesiKalanga sithi LiKwelo. Lesi yisigodlo esidala esasilebutho leNGWEVU elalibizwa IMIKHOBA. Kuthiwa lelibutho lalilamaqhawe amadala (VETERANS OF WAR). Lalingathwali amahawo lelibutho. Lalingena imbi itshisa linjalo. Lalingathwali Mikhonto njalo. Lalithwala AMAWISA kuphela. Lalisesatshwa leli butho kungani zinhlanya. Lalivunula wona lawo amaGWELO, okuyizikhumaba okubotshelenweyo kwaba zintambo kungakhanyi ukuthi kuyini.

I must hasten to say leli butho kwakulibutho lalabo esingathi lamhlanje badla i PENTSHENI. Lalihlezi nje. Libizwa nxa imbi inzima isiyehlule amajaha. Ayengaphambanisanga amakhiwa esithi GWELO. Ngoba lakubo babengalikilizi. Nampo oPASI sebebuya besitshela ukuthi yi Gweru, Kutshoni??? Abalayo impendulo.

NOTE: In their quest to Shonalize everything in the hope of creating and re-writing History, kulomfula oseduze le Salisbury abawuthi SERUI. Ngabuza omunye ngathi kutshoni, wathi kakwazi kodwa ubona angani kwakuyinduna yabo. AMANGA baba!!!!! Umfula lo ngu SELOUS, After the English Pioneer Selous. Ledobho le Selous kumbe selithiwani kathesi, Chegutu, I am not sure. Bona bathatha badinga any Shona word that is close to Selous = SERUI. It is more like the Chineese who are said to give their names by the sound produced by a droping utensil.

AMANGA WODWA.

Li Zwangendaba.

Top
#34746 - 09/08/07 09:56 PM Re: AmaGama EziGaba Aqondileyo [Re: Zwangendaba]
kanti9Kunjalo Offline
Sakhamuzi

Registered: 08/08/07
Posts: 53
Loc: Empangeni, Ningizimu Afrika
Ekuhle.

This is interesting. Ngiyabonga lentombi enhle efake lomfanekiso wayo, kumbe iyalahlisa.

Besengibonga iZwangendaba ngomzamo walo. Danki kini lonke.

Ngike ngezwa ukhulu ethi isigodlo se Gatooma besibizwa "Ka-Duma". Abaziyo akelisazise.

Yimi okaMblazi.

Top
#34755 - 09/10/07 01:11 PM Re: AmaGama EziGaba Aqondileyo [Re: kanti9Kunjalo]
Gaselomhle Offline
Ndunankulu
*****

Registered: 08/25/05
Posts: 517
Loc: Buqamama
Ungaphi Mkhwananzi ongenakudla: Tshono phela sizwe!!!!!
_________________________
>>Aspire to Inspire before you Expire<<

Top

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert