Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 5 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 4 of 9 < 1 2 3 4 5 6 7 8 9 >
Topic Options
Rate This Topic
#34211 - 06/27/07 06:19 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo *** [Re: Mabila]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Sdudla noMahlabayithwale!

Yeyi, uBhudaza u-strong blind! Mina ngiqale ukumuzwa some few months ago from impintshi yami, uPayipi! Cha impela uvuth' uphondo loya mjita. Ngivele ngathenga both albums zakhe - BoMaphefane & Mohokare!

He's originally from Lesotho, plays saxophone & has jammed with Sankomota before going solo. In fact, his first album, BoMaphefane was produced by Frank Moki Leepa (late Sankomota leader). He's got a jazz degree from UCT (University of Cape Town) - hence eshaya into ecokeme kanje!

Just listen to Tjontjobina, uzovuma.

This Saturday he'll be jamming at Carnival City, Brakpan - alongside Freshly Ground. That's the place to be.

Another Question:
Anyone that knows a maskandi artist called, Mzikayifani Buthelezi ?
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#34233 - 06/27/07 05:09 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Muntongenakudla]
Mahlab'ayithwale Offline
Ndunankulu
****

Registered: 11/21/05
Posts: 671
Loc: Emlindini Wesambane
Originally Posted By: Muntongenakudla
Sdudla noMahlabayithwale!


Another Question:
Anyone that knows a maskandi artist called, Mzikayifani Buthelezi ?



Ngiyamazi mina uBethelezi,nanku umfeniko wedlalade lakhe elithi Fashion Maswedi,ulakho ukulithenga ku www.epinions.com.

Cofa Lapha


_________________________
Sokuyikho Ukukhala Kwejuba !!!!,Sikujwayele !!!

Top
#34247 - 06/28/07 11:54 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Mahlab'ayithwale]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Mahlabayithwale

Icwecwe leli elithi Fashion Maswidi ngela kudala kabi. The latest album kamfoka Shenge, u-new fashion maswidi kubantwana, demonayithi konina, umahlombe awalingani naka dadewab' uSenzeni, kube ayalingana, ngab' izinsizwa zinkulu kwaShenge madoda is: IVALENTHANI. That's the 2007 album.

However, I'll urge you to buy the 2005 album yakhe ethi: KUYOBA KUHLE! Loyo ke yingephungephu yomlilo. Umlilo wequbula, lona osukhihlike amalahle straight. Umlil' oshis' izikhotha! Forget oShwi noMtekhala - ngabafana, izingane lezo. UMzikayifani is in the class yoThwalofu, oPhuzushukela (mud' umlungu, mud' umlungu, ngezibukwan' uyedelela!), umfoka Molo kunye noMgqashiyo Ndlovu - izihlabani zakudala, ezidica ingoma forever!

More Musicians!
Anyone knows of ABAFANA BOMKHALAMBAZO? What about ezikaMtshengiseni Gcwensa - sengisho AMAGEZA MAHLE?
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#34258 - 06/29/07 09:00 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Muntongenakudla]
Mahlab'ayithwale Offline
Ndunankulu
****

Registered: 11/21/05
Posts: 671
Loc: Emlindini Wesambane
Originally Posted By: Muntongenakudla
Mahlabayithwale

Icwecwe leli elithi Fashion Maswidi ngela kudala kabi. The latest album kamfoka Shenge, u-new fashion maswidi kubantwana, demonayithi konina, umahlombe awalingani naka dadewab' uSenzeni, kube ayalingana, ngab' izinsizwa zinkulu kwaShenge madoda is: IVALENTHANI. That's the 2007 album.

However, I'll urge you to buy the 2005 album yakhe ethi: KUYOBA KUHLE! Loyo ke yingephungephu yomlilo. Umlilo wequbula, lona osukhihlike amalahle straight. Umlil' oshis' izikhotha! Forget oShwi noMtekhala - ngabafana, izingane lezo. UMzikayifani is in the class yoThwalofu, oPhuzushukela (mud' umlungu, mud' umlungu, ngezibukwan' uyedelela!), umfoka Molo kunye noMgqashiyo Ndlovu - izihlabani zakudala, ezidica ingoma forever!





I know the album Fashion Maswedi is old but i was showing u you that i know the artist like u asked if anyone knew him ubungabuzanga ngelatest album yakhe,but thanks anyway.
_________________________
Sokuyikho Ukukhala Kwejuba !!!!,Sikujwayele !!!

Top
#34261 - 06/29/07 12:50 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Mahlab'ayithwale]
mninimuzi Offline
Nduna
*****

Registered: 08/12/05
Posts: 456
Loc: EMNQAMLEZWENI
Bakwethu,,
ukhona na ongangisiza angikhumbuze isihloko lomhlabeleli we ngoma eyadlubhedu ngama late 80s early 90s eyayisho amagama anje;
'we tata ndenzeni kangaka yo
kulezinto endingazizwisisiyo,khonalapha ekhaya
ma ngithi ngikhuluma indaba,kuthiwa ndikhalela makha x2

i am leaving home
sendiya hamba'


Ngicela abathandi bomculo bangisize njalo lingazise ukubana ngingayifumana kanjani lengoma. Angazi noma yayiyiseven single noma idlalade
ngiyabonga
_________________________
Masiyephambili!
To err is humane..But when the eraser wears out ahead of the pencil,you are overdoing it.
lgeja libuya nenkankula

Top
#34264 - 06/30/07 12:36 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Muntongenakudla]
Zela Offline
Sakhamuzi

Registered: 01/19/07
Posts: 88
Loc: South Island,NZ
Muntongenakudla

Kukhanya sengathi ulolwazi olikhulu ngezomculo lawe,kungaba njani ma ungancedisana loMahlaba nje ngokubhala ngabahlabeleli bekhaya kulokubeka kungumbuzo,wena uvele ulemfometshini egcwele ngabahlabeleli labo.

jus my thought nje smile.
_________________________
i love this site

Top
#34272 - 06/30/07 06:09 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Zela]
Mahlab'ayithwale Offline
Ndunankulu
****

Registered: 11/21/05
Posts: 671
Loc: Emlindini Wesambane







Bangaki abamaziyo uLucky Moyo,umhlabeleli wakithi koMthwakazi,owayecula njalo eyilead singer weqembu elidumileyo iBlack Mfolosi

Cofa Lapha-www.luckymoyo.com

Okuhle kuhle njalo intwenhle iyabukwa!!!!
_________________________
Sokuyikho Ukukhala Kwejuba !!!!,Sikujwayele !!!

Top
#35993 - 02/05/08 03:44 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Mahlab'ayithwale]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
Bengisebheshini ka DJ Sbu a few weeks back and lomfana uyayazi into yakhe, untswembu umfoka Leope. Bengicela ukuthi ake asiphinde ngoMzekezeke for the second time, tshale!!!

Top
#36034 - 02/07/08 11:07 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: bongani]
Msupatsila Offline
Ndunankulu

Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
Uboshiwe uDavid oka Masondo owama Soul Brothers eboshelwa ukugadla umkakhe

http://www.mg.co.za/articlepage.aspx?are...rticleid=331678
_________________________
Pope John Msupa

Isiquzi esingadli ntanga zamuntu

Top
#36036 - 02/07/08 01:46 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Msupatsila]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Mkhombandlela

Awu mfowethu, ngiba sathe, ngiba sathe hhayi cha angi boni ndawo lapho kuthiwa uNyambose (Masondo) ugadle unkosikazi wakhe? Umgadlile? Hhayi bo, wena ukubona phi lokho? Mina ngibona nje kuthiwa yi-assault, and not ukugadla!

Yeyi bese ngithukile ngithi nansi imihlola! Phela ukugadla lokhu akuyona into encane - yinto ebucayi kabi. Ayikho indoda ephelele enga gadla unkosikazi wayo.


P/S: Ukugadla yikuphosa umuntu ngobuthi. Ukuthakatha!

Shamase Nkwali yenkosi
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
Page 4 of 9 < 1 2 3 4 5 6 7 8 9 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert