Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 17 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 6 of 9 < 1 2 3 4 5 6 7 8 9 >
Topic Options
Rate This Topic
#36340 - 02/21/08 04:33 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo *** [Re: lungani]
Skuvethe Offline
Nduna

Registered: 10/23/03
Posts: 405
Loc: I've never been to Heaven
Liyazini, kulo mculi wakithi othiwa ngu Jays Marabini esengimuzwe ecula kamnandi mani. Ngathi ngimuzwa for the first time, ngathi ngowe goli ngamangala ngisizwa kuthiwa ngowakithi ngempela.

Production skills zabaculi sezi phakeme ngempela, this guy can give the Mzansi musicians a run for their money indeed.

Kunjalo-nje, ibambeni, lingay'yeki. Zabalaza!
_________________________
Impi iyoz'ilwe nini? Yithi umgoqo ovimb'esangweni!

Top
#36341 - 02/21/08 04:41 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Skuvethe]
msakazi Offline

Sakhamuzi

Registered: 05/13/04
Posts: 78
Loc: London, UK

Recommended:

Jays Marabini CD launch DVD

http://youtube.com/watch?v=nBQN57o0hHI

Originally Posted By: Skuvethe
Liyazini, kulo mculi wakithi othiwa ngu Jays Marabini esengimuzwe ecula kamnandi mani. Ngathi ngimuzwa for the first time, ngathi ngowe goli ngamangala ngisizwa kuthiwa ngowakithi ngempela.

Production skills zabaculi sezi phakeme ngempela, this guy can give the Mzansi musicians a run for their money indeed.

Kunjalo-nje, ibambeni, lingay'yeki. Zabalaza!
_________________________
Shaya FM - Umsakazo weSizwe sikaMThwakazi

Top
#36350 - 02/22/08 07:12 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: msakazi]
Msupatsila Offline
Ndunankulu

Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
Jays Marabini

Lelijaha liphuma koGodlwayo, lethiwa igama elithi Majahawodwa ngabazali balo. Emhulini yangakwabo bavele bangabaculi abakhulu, ngizwa kuthiwa umdala walo lelijaha uyena owalitshayela iziginci okuthiwa yi penny whistle. Ingevu iyakushaya okuyinto wena.

Jays for life
_________________________
Pope John Msupa

Isiquzi esingadli ntanga zamuntu

Top
#36648 - 03/11/08 05:20 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Msupatsila]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
uStitchman usehlaselwe yingculazi...kubi madoda, kungathi uzolandela uZombo. Angazi ukuthi kwenzakalani kwelika Arthur Mafokate (999), batsheba ngengculazi labafana. Asazi!!!

Top
#36652 - 03/12/08 09:49 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: bongani]
lvovo Offline
Ngqwele

Registered: 02/21/08
Posts: 163
Loc: KZN
Udume ngani lu Stichman osethethwe ngumdzabara???
_________________________
Novus Ordo Seclorum

Top
#36654 - 03/12/08 02:09 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: lvovo]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
kutsho ukuthi ubedume ngokulala namantombazane yikho phela manje esephethwe yingculazi...hahaha...on a serious note the guy ubecula iRagga for Arthur (mr so called king of kwaito)'s 999. he is a has-been but i think he sang with Aba Shante, i am not sure, it was before my time.

Top
#36655 - 03/12/08 02:22 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: bongani]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
kanti wena lvovo uzoslima nini wena sdudla mafehlefehle, haha
kodwa umculo wakho umnandi kakhulu, akutsho ukuthi uzosiphinda nini ngeyinye i'album' or 'cd' efana no Resista, uyinja wena mfana waseThekwini....

Top
#36663 - 03/13/08 11:35 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: bongani]
Hlongamvula Offline
Mafikizolo

Registered: 03/06/08
Posts: 17
Loc: GP, Mzansi
Kuhle ekhaya. Abantu baye bathi abnagnatha amahewu basukume bayosebenza. Enye indoda ike yathi kube iGoli iseZambia kube kudlulwa ngezibongo abantu besitshabini sebeyivalile. Thina ngandlela thize singena siphelele eMzansi. Into edanisayo nasi. Isizwe yisizwe ngolimi lamasiko aso. Asiwagcineni ngomculo langengcwadi/books. bancane abantu asebesenzise i-advantage yokubase-Goli bacula labaculi abaphezulu. Nampa labesitshabini sebengeni.
Asivukeni bo.
_________________________
It is not falling into the water, but lying in it, that drowns.

Top
#36664 - 03/13/08 12:06 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: bongani]
lvovo Offline
Ngqwele

Registered: 02/21/08
Posts: 163
Loc: KZN
Originally Posted By: bongani
kanti wena lvovo uzoslima nini wena sdudla mafehlefehle


Uyambona loBongani uyangisukela, ngiblome naye ngihamba naye uyangisukela.

Melela umdanso wena kuphela okunengi ungabi nendaba nakho. Iyeza indlikizane yengoma soonest.
_________________________
Novus Ordo Seclorum

Top
#36668 - 03/13/08 02:17 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: lvovo]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
uxolo mfokaDerrango, ngizohlala ngilindile mpintshi yami!!!

Top
Page 6 of 9 < 1 2 3 4 5 6 7 8 9 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert