Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 43 Guests and 2 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 2 of 13 < 1 2 3 4 ... 12 13 >
Topic Options
Rate This Topic
#34439 - 07/16/07 10:25 PM Re: Mfundisi Pius Ncube Kambeeeeee??? [Re: Zwangendaba]
BhudiMathawuzeni Offline
Ndunankulu
*

Registered: 03/06/03
Posts: 822
Loc: toronto/canada
Ngithe ngibala isitoli lesi ngalala ngoku hleka, vele angisasiqedanga ngoba ngingafuni ukudlalisa i energy yami ngezinto ze ZANU, angithi ama elections sefika sebeqalisile futhi izinto zabo, liyakhumbulua u learnmore njongwe bamenza so waze wacina sebulala umfazi.
kuthiwa are these your photos in pius ncube's bedroom LOL ama photo lawo athathwa ngubani kuleyo bedroom shuwa, izinto ze zanu pf madoda bayehluleka shame.
_________________________
Zonda Mthakathi

Top
#34440 - 07/17/07 06:51 AM Re: Mfundisi Pius Ncube Kambeeeeee??? [Re: Mabila]
mbuzimbili Offline
Mafikizolo
***

Registered: 10/28/06
Posts: 30
Loc: uk
Bayanya!

Top
#34447 - 07/17/07 10:46 AM Re: Mfundisi Pius Ncube Kambeeeeee??? [Re: mbuzimbili]
mabona Offline
Mafikizolo

Registered: 12/14/04
Posts: 42
Loc: Zimbabwe
Kusho ukuthi imifanekiso leya ekwiphepandaba eleChronicle was also engeneered!Closely watching as the drama unfolds

Top
#34448 - 07/17/07 10:52 AM Re: Mfundisi Pius Ncube Kambeeeeee??? [Re: mbuzimbili]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Mzwakwethu

Akusoka lingena sici. There's no smoke without a fire.

Ningizwe kahle, ngesenzangakhona, hhayi kabi.

Kusengenzeka uPius Ncube uyenzile lento. Abefundisi laba bagangile kwesinye isikhathi. Indlala isuke ibakhawathe kuma parish abo la, bajike banyonyobele abazalwane abashadile noma bathi sordomise abafana abancane. Ihlazo elingaka! Sies ngamanyala - wukubola komfundisi phela lokhu. Umuntu onjena usuke esebuswa nguSathane straight! He's a sure candidate for hell's fire. That's why ngingeke ngize ngiye e-church. Too many wolves in sheep skins.

Mina ngithi: masi linde indaba iye semaphethelweni. This case is still sub-judice. Uma kunga mampunge, kuzovela. Uma kuyiqiniso, cha kobe unenzele phansi ngempela umfundisi wenu wansondo!

Shamase Nkwali yenkosi
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#34449 - 07/17/07 11:04 AM Re: Mfundisi Pius Ncube Kambeeeeee??? [Re: mbuzimbili]
Inkosi uMzilikazi ka Mashobane Offline
Mafikizolo

Registered: 03/26/07
Posts: 42
Loc: Mzansi
I SABC news ithi yona bekune vedio camera e bedroom yakhe, ifakwe ngubani? Bathi uSibanda wadinga ama Private Investigators (PIs) in a sting operation, kambe ngobubha (poverty) obukhona, especially for umuntu ohlala emalokishini kwaBulawayo imali yeoperation engaka uyitholaphi?

Le yona yiCIO sponsored operation ngempela.uMgabe sekabona ukuthi ukubulala uNcube kungamdalela inkinga eziningi sekazama amanye amaqinga okumthulisa (shut him up!). It could be true Ncube had an illicit affair but indlela indaba le evezwa ngayo egcekeni kubonisa ukuthi ngumsebenzi kaMgabe. These days people cannot afford such luxuries as PIs when food is the priority and has become such a luxury.This is what befell Tswangirayi, lisakhumbula u Ben Manashe!

All the same to err is human, kanti yena uMgabe used to pretend ukuthi wayene high moral ground kodwa ebhizi elala nomfazi womuntu uGrace emahofisini akhe, yena uSally egula!UMgabe what a desperate man!
_________________________
Inkosi uMzilikazi ka Mashobane

Top
#34450 - 07/17/07 11:24 AM Re: Mfundisi Pius Ncube Kambeeeeee??? [Re: Inkosi uMzilikazi ka Mashobane]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Mntungwa kaMbulazi

Granted yisandla sikaMgodoyi. Ngempela yena unesandla kuyo yonke lenhlekelele. Trapping abantu abahlaze emphakathini is his speciality.

Nokho wena kaMbulazi, the onus is still on Pius Ncube to be true to his covenant with God. He made an oath of celibacy. Pho uma ngabe esejika ephinga, yinto esizoyithini leyo? Uma abefundisi abahola amabandla bene zenzo ezingcole kanjena! Cha ngeke madoda!

If uPius ekwenzile ngempela lokhu abamhlaza ngakho, kushukuthi uyefana nje noMgodoyi. Naye ubolile, akathembakali, akagcini izifungo nezethembiso azenze noNkulunkulu, udukisa ibandla likaJehova. Ukuphinga kwakhe kuyisi qalekiso emehlweni kaNkulunkulu! Uyisibonelo esimbi emphakathini.

If we were to stop one minute & put ourselves in Mdawini's shoes, that's when the truth hits home. If uyindoda & have a scenario yomfundisi edla umkakho, wena ungathula nje uthi: cha kulungile, uPius ngumuntu olwela umphakathi? I don't think so. Instead you'd probably take the law into your hands, umgawule ngembazo uPius wansondo lona! Ayikho indoda engahlala umuzi wayo ubhidlizwe ngenye indoda. Cha. But Sibanda opted for the legal route. Which is why he even supposedly welcomed isandla soMgodoyi, video cameras & all ukuze athi get the man of the cloth to face the music of ubugebengu bakhe. Mdawini didn't care to be caught in the political storm - his issues begin & end with protecting umuzi wakhe against ufeleba womfundisi.

Shamase Nkwali yenkosi
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#34451 - 07/17/07 11:41 AM Re: Mfundisi Pius Ncube Kambeeeeee??? [Re: Muntongenakudla]
Gaselomhle Offline
Ndunankulu
*****

Registered: 08/25/05
Posts: 517
Loc: Buqamama
Uba ngiyifunda indaba yakhona ku-Chronicle, it is not convincing. It sounds like everything was by design and well pre-planned. Lambona ngaphi umuntu olandwa ngabantu emzini wakhe afike avume ukuthi uyafeba? Layibona ngaphi indoda ethi ilomfazi ofebileyo igijimele emthethwandaba umfazi imtshiye ngekhaya? Kanti khona is it the normal practise ukuthi nxa udeputy sherriff esiya kupha umuntu amaphepha uhamba labo-journalist? Kanti khona nxa umuntu ebotshiswe ngendaba enjalo ezombangazwe sezidingani? To those who have not seen the Chronicle, there is an article chronicling ingxenye edlalwa nguPhayasi kwezombangazwe alongside the accusations being raised.
Finally, akusoka lingenasici, kungenzeka ukuthi abe ukwenzile but then it does not nullify imivo elethwa nguPhayasi regarding ezombusazwe. Ukuthi uNcube ulesici does not exonerate umgaklabe lezenzo zakhe. And as uZwangendaba says: umuntu lo kabanjwanga nkunzi, nxa bevumelene ukuya ecansini kuyisinqumo sabo for reasons best known to them. It is sad ukuthi it involves umuntu owendileyo lompristi we-church but it also proves ukuthi i-decision yokuthi awuyi ecansini the rest of yo life is impractical.


Edited by Gaselomhle (07/17/07 11:47 AM)
_________________________
>>Aspire to Inspire before you Expire<<

Top
#34453 - 07/17/07 01:29 PM Re: Mfundisi Pius Ncube Kambeeeeee??? [Re: Gaselomhle]
Sibambamahawu Offline
Ndunankulu
***

Registered: 05/04/04
Posts: 803
Loc: KwaGodlwayo
Quote:
....NZARAYAPENGA. UMUNTU ONGELAKUDLA ....

Not to be mistaken with Muntongenakudla.
_________________________
THE RACE IS NOT FOR THE SWIFT NOR THE BATTLE FOR THE STRONG, BUT FOR THOSE WHO ENDURETH.

Top
#34455 - 07/17/07 01:48 PM Re: Mfundisi Pius Ncube Kambeeeeee??? [Re: Sibambamahawu]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Sibambimidlelo

Don't fcuk with me man! Angihlangani namaShona mina.

Shamase Nkwali yenkosi
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#34457 - 07/17/07 02:07 PM Re: Mfundisi Pius Ncube Kambeeeeee??? [Re: Muntongenakudla]
Sibambamahawu Offline
Ndunankulu
***

Registered: 05/04/04
Posts: 803
Loc: KwaGodlwayo
whats up youngman? are you still suffering from your delusions of greatness?
Quote:
Don't fcuk with me man!
ungabe lapha uzama ukungethusela na?


Edited by Sibambamahawu (07/17/07 05:59 PM)
_________________________
THE RACE IS NOT FOR THE SWIFT NOR THE BATTLE FOR THE STRONG, BUT FOR THOSE WHO ENDURETH.

Top
Page 2 of 13 < 1 2 3 4 ... 12 13 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert