Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 4 Guests and 3 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Topic Options
Rate This Topic
#34728 - 09/05/07 11:15 PM Umnikelo causing problems at home.
masala Offline
Mafikizolo

Registered: 08/08/06
Posts: 19
Inkosikazi iyathanda iSonto kakhulu, something not to complain about in a perfect world. Indaba isekutheni uthatha imali endlini athenge amabhuku angapheliyo abakhangisa ngawo kuGospel channels, enye unikela ngayo (10%). Her behaviour has changed, no more tiger during lovemaking or that naught stuff, no night-outs. Imali yokuzijabulisa sekunikelwa ngayo ngoba ethi usiza abahluphekayo njalo lokhu kwenza ukhuthi imali yakhe iyande kodwa this contradict with the life-style of these Nigerian Pastors, they are living expensive. She is probably being brainwashed by them. What is the right way to intervene or to get everything back to normal?

Top
#34730 - 09/06/07 09:33 AM Re: Umnikelo causing problems at home. [Re: masala]
Gaselomhle Offline
Ndunankulu
*****

Registered: 08/25/05
Posts: 517
Loc: Buqamama
Ulenkalakatha yodubo. Suppose yu budget together and make an allocation which will be specifically for her private needs which is where she can deduct tithes & offerings?
Then okunye lokhu umtshele feya ukuthi akuyenzi, she just has to revert to the person that yu married or else she is brewing trouble.
_________________________
>>Aspire to Inspire before you Expire<<

Top
#34736 - 09/06/07 10:24 PM Re: Umnikelo causing problems at home. [Re: masala]
omnyama Offline
Sakhamuzi

Registered: 06/21/07
Posts: 97
Loc: banana republic
Masala,
Hawu bantu, wahlangana lalo udubo bantu! Imfundiso zokungama Tshetshi lokhu is pure b.s. It is a copy cat of American TV evangelists. Umuntu omnyama kala'nto yakhe azisungulela yona phansi. Its all monkey see monkey do!

Okwakuqhala --- bekezela ndoda, utshayele phansi!
Okwesibili --- be informed! Google for "Charismatic scandals!"
Read and share lowangakwakho ukuze avuleke amehlo! Encourage her to be sceptical and not believe everything she hears or sees! Zama njalo ukuthi uzwe okungama sermons kwakhona. These Nigerians are just parasites abafuna ukugcinwa yizithukuthuku zabanyabantu by brainwashing them.
Okwesithathu, kazifundele iBhayibhili. UNkulunkulu nguye owadala ezocansi ukuba abantu abashadileyo bathokozisane! Njalo uNkulunkulu kabekanga umthetho wokuba kukholiswa njani! Likhululekile lowangakwakho, lingenza ingqe! Elikwenzayo ngokwenu lobabili!

Ake umqhondise njalo kulindima I Corinthians 7:2-16
"Nevertheless, to avoid fornication, let every man have his own wife, and let every woman have her own husband. Let the husband render unto the wife due benevolence: and likewise also the wife unto the husband."

U Pawuli uthi yena indoda kayibe lomfazi ukuze ingafebi njengenja. Njalo indoda ilomlandu emfazini, kanjalo umfazi ulomlandu endodeni ukuba "amnike"!

ivesi 4: "The wife hath no power over her own body, but the husband. Like wise also the husband hath not power over his own body, but the wife."

UPauli uthi umzimba wakho ngowomkakho. Awulalungelo lokuncitsha owangakwakho. "This is my body and I can do what I want with it", is ferminist b.s. Ngaphandle uma ukhathele, kumbe owangakwakho ekhathele umzimba ungela mandla wokuthi udlabuzele.

ivesi 5: "Defraud ye not one the other, except it be with consent for a time, ...".

Uthi uPauli njalo, ningancitshani ezocansi ngaphandle uma livumelene!

Ngilifisela impumelelo emshadweni wenu!

omnyama!

Top
#34744 - 09/08/07 09:38 PM Re: Umnikelo causing problems at home. [Re: omnyama]
kanti9Kunjalo Offline
Sakhamuzi

Registered: 08/08/07
Posts: 53
Loc: Empangeni, Ningizimu Afrika
Ekuhle.

Kulomunye umfundisi obesontisa ntambama kuphela. Athi umnikelo yinsitha yabomama. Kwasekunzima emizini yabantu lapha omama beyijahile le sonto. Kwaze kwathwalelwana amahloka obaba sebeyidobhile iminikelo le yantambama.

Iyaxabanisa eminye iminikele.

Yimi okaMblazi

Top
#34747 - 09/09/07 03:28 PM Re: Umnikelo causing problems at home. [Re: kanti9Kunjalo]
omnyama Offline
Sakhamuzi

Registered: 06/21/07
Posts: 97
Loc: banana republic
kanti9Kunjalo
Umfundisi akalamandla kumbe ilungelo ngaphezu kukababa emzini wakhe! Umama angezeke ayolalela enye indoda engasimkayo!
uPawuli uthi, "The husband is the head of the wife!" In the marriage contract the husband is the CEO, hatshi umfundisi kumbe umBishop. Umfundisi who interfers in a marriage wephula imilayezelo kaNkulunkulu! Mina ngithi amadoda who find themselves having to contend with interference from a religious leader, you have a right ukuthi udobhe induku lomkonto and deal with the moron! Omama labo ngezinye izikhathi yizithutha zokugcina! Mina njengendoda akulamfazi ongathi undermine i relationship yami lowangakwami ngimvumele enze lokho! Phoke omama bavumelani ukuthi okungabafundisi lokhu ku undermine imishado yabo ngemfundiso ezingatholakali naseBhayibhilini?
Abantu mabazifundele iBhayibhili!

omnyama!

Top
#34748 - 09/09/07 11:26 PM Re: Umnikelo causing problems at home. [Re: omnyama]
Thembalami Offline
Mafikizolo

Registered: 11/19/04
Posts: 35
Loc: Toronto
Inzima mfowethu indaba yakho...heish

Lami lendaba ngayibona ngawami ngise khaya ngo january , ayisi masonto ekhaya , akulonke ikhona ungathi ngo Star bucks ! Ngiyathaba kakhulu bafethu nxa ngilizwa lani lisola abafundisi laba ngoba ngasuka ngixabane labantu ekhaya ngendaba yokuba ngo thathekile imota zabe tshabi. Every arguement ekhaya is punctuated with " umfundisi uthe , uPastor uthe , " . Angazi bafethu kumbe thina yithi esikhulelwa ngusatan but lama sonto mina ngiyawa zonda kakhulu , ngize ngifise lokutshela umgabe ukuthi basapota imdc ungaba bona bebuthene

Bekezela mfowethu kuzolunga , njengoba etshilo omunye lapha zama ukumbonisa owanga kwakho ama scams enziwa ngoxamu laba , with time i'm sure iqiniso lizo vela

_________________________
Ukufa Akubulali

Top

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert