Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 21 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 1 of 3 1 2 3 >
Topic Options
Rate This Topic
#35692 - 01/10/08 03:11 AM RE: Africa Cup of Nations 2008
Mnewethu Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/18/07
Posts: 66
Loc: uk
Do you fancy Mzansi to reach the finals yini bafowethu or is it too big a task for Bafana Bafana to beat the likes of Cameroon,Egypt,Senegal and Tunisia just to mention a few.

Top
#35693 - 01/10/08 03:14 AM Re: RE: Africa Cup of Nations 2008 [Re: Mnewethu]
vunguza Offline
Ngqwele

Registered: 06/09/07
Posts: 129
Loc: emaguswini
aphu!
_________________________
Koze kubenini, what will it take?

Top
#35695 - 01/10/08 03:49 AM Re: RE: Africa Cup of Nations 2008 [Re: vunguza]
Mnewethu Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/18/07
Posts: 66
Loc: uk
Utsh`kuthi abalachance yini Vunguza?.

Top
#35696 - 01/10/08 03:58 AM Re: RE: Africa Cup of Nations 2008 [Re: Mnewethu]
vunguza Offline
Ngqwele

Registered: 06/09/07
Posts: 129
Loc: emaguswini
ungathi ngiyambona uBenson Mhlongo bekhwela bezehlela abafana beNtshonalanga Africa
_________________________
Koze kubenini, what will it take?

Top
#35697 - 01/10/08 04:33 AM Re: RE: Africa Cup of Nations 2008 [Re: vunguza]
Mnewethu Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/18/07
Posts: 66
Loc: uk
Utsho kahle ndoda ngoba nxa uthi uyakhangela amateam anjengabo Ivory coast,Ghana,Cameroon labo Nigeria abophile blayindi.I still think umuntu onjengo Benni Mcarthy despite ipoor form kulamalanga beku necessary ukuthi abekhona as a morale booster nge experience aselayo especially with some of these Europe based African Players.Singazi njalo maybe uParreira uyayazi into ayenzayo.

Top
#35698 - 01/10/08 04:41 AM Re: RE: Africa Cup of Nations 2008 [Re: Mnewethu]
vunguza Offline
Ngqwele

Registered: 06/09/07
Posts: 129
Loc: emaguswini
kwesinye isikhathi ngiye ngicabange ukuthi ukuziqhenya kokumela ilizwe kuma-tournaments afana lalawa kwehlulwa luthando lwemali ma sebheka uMzansi Africa
_________________________
Koze kubenini, what will it take?

Top
#35706 - 01/10/08 08:48 AM Re: RE: Africa Cup of Nations 2008 [Re: vunguza]
omnyama Offline
Sakhamuzi

Registered: 06/21/07
Posts: 97
Loc: banana republic
Mina ngibona sengathi okuqeda uthando lokuziqenya ngezwe labo iBafana bafana yizenzo zabogqibisisu abayizikhulu zeSAFA lePSL. Uma wena njengomdlali uzaphiwa intshintshi, kuthi okungumuntu okungakaze kuphakamise umlenze kukhahlela ibhola impilo yakho yonke kuthole izigidi zamarandi, ungezwa njani? Lokho akuqondanga!! Phetsheya, lakweminye imidlalo enjenge basketball kweleMelika ngabadlali abayitholayo leyo mali! Bacebile kakhulu abadlali.
Kufanele ubuhwaba (bomunt'omnyama angabasesikhundleni) bezikhulu zePSL leSAFA buqedwe kuqala, imali iye kubadlali, uzabona ke izinga lokudlala ibhola ezwekazi leAfrica lingezeleleka! Lathi sizakuba labo o Pele labo Thiery Henry!

omnyama

Top
#35711 - 01/10/08 06:02 PM Re: RE: Africa Cup of Nations 2008 [Re: omnyama]
vunguza Offline
Ngqwele

Registered: 06/09/07
Posts: 129
Loc: emaguswini
kunjalo Omnyama, njalo ukucabanga ukuthi kwesinye isikhathi abadlali abebedumile ngesikhathi sabo bagcina bekusimo se-destitution ama-career abo esefike emaphethelweni kukhomba bona ubuhwaba babaphathi bomdlalo webhola. unless somebody plays e-Europe, they can never hope to have a long-term profit from amathalenta abo okudlala ibhola. kuyadabukisa mani!
_________________________
Koze kubenini, what will it take?

Top
#35712 - 01/10/08 08:27 PM Re: RE: Africa Cup of Nations 2008 [Re: vunguza]
BhudiMathawuzeni Offline
Ndunankulu
*

Registered: 03/06/03
Posts: 822
Loc: toronto/canada
Kanti madoda thina esingekho e UK singayibona ngaphi i africa nations cup , abase canada le USA kulama sports channels lapho ezabe itshengiswa khona yini?
_________________________
Zonda Mthakathi

Top
#35784 - 01/18/08 09:35 PM Re: RE: Africa Cup of Nations 2008 [Re: BhudiMathawuzeni]
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1399
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

Lets petition the FOX SOCCER CHANNEL. Bayatshengisa imidlalo yabo Asia lapho okungela nguqu ezwayo khona, besekela ama Afrikan Teams lapho okuphuma khona the largest foreign legion in the biggest Soccer league emhlabeni, the English? Europian Football.

Li Zwangendaba.

Top
Page 1 of 3 1 2 3 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert