Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 37 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Topic Options
Rate This Topic
#36303 - 02/21/08 12:38 AM In Praise of Zwangendaba
cabucabu Offline
Sakhamuzi

Registered: 07/22/07
Posts: 89
Loc: Dallas
I would like to praise Zwangendaba for his history knowledge, for his participation in history, being a member of ZAPU and for being indoda. Zwngendaba keep up the good work, the nation will be there sooner because of your efforts, small or big. History judges the leader but many participate, well done.

Top
#36304 - 02/21/08 03:52 AM Re: In Praise of Zwangendaba [Re: cabucabu]
lungani Offline
Sakhamuzi
*****

Registered: 08/13/07
Posts: 61
Loc: Broomall PA USA
Mnu. Zwangendaba ngicela information emayelana le MPC. Okokuqala ngicela i-Constitution ngibesengi landela nge-membership, meetings in North America and joining fee. Ngiya bonga....
_________________________
Okungapheliyo kuya hlola. Don't give-up on King Lobhengula's Bulawayo.

Top
#36317 - 02/21/08 08:58 AM Re: In Praise of Zwangendaba [Re: lungani]
Madlenya Offline
Ngqwele

Registered: 01/19/05
Posts: 195
Loc: KwelikaMjoji
I also joined the MPC through Zwangendaba. Thanks baba, you bringing hope to us.

Top
#36370 - 02/23/08 09:33 PM Re: In Praise of Zwangendaba [Re: Madlenya]
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1399
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

LIZANGIXOLELA PHAMBILINI. Ngizwa ngisiba lamahloni.

ANGIYIDELELI INTO ELIYENZAYO. KODWA ISINTU SIYALA UKUTHI NGAMUKELE LOKHU ELIKWENZAYO. ABADALA BATHI UMUNTU UBONGWA ESEFILE.

Lokhu kwenzelwa ukuthi kungenzeka endleleni umuntu ajike athathe unyawo lwesitha. Besesiswela ukuthi siwaginye njani la mazwi esesiwakhuphile.

ISIBONGO ENGINGASICELA KINI LONKE BAKA MTHWAKAZI YILESI, Ukuthi wonke umuntu wako Mthwakazi, kungelani ibandla olilandelayo kwezombangazwe, SIBAMBISANENI indlela kanye kanye njengoba ubaba u SIPHEPHELI esitsho ethi SONKE KANYE KANYE Vuuuu. Loyo la loyo olesihlobo, asibekwazi ukuthi ilizwe selifunakala.

Nxa singenza njalo, yiso isibongo engingasamkela. Angideleli zihlobo.

Li Zwangendaba.

Top
#36383 - 02/25/08 10:00 AM Re: In Praise of Zwangendaba [Re: Zwangendaba]
Dokotela Offline
Nkosi
***

Registered: 05/11/04
Posts: 1304
Loc: Emkhathini
Mfowethu Zwangs, Mina ngizakubongela isifutha sakho sokubona uMthwakazi ekhululekile, ngikubongele njalo ulwazi lwakho lwempande kaMthwakazi oluchathekele umphakathi kulesi sigungu, ngiphinde ngithi ungakhathali kulomsebenzi.

Akukubi ukuthi ubongwe usaphila mfowethu, yikho ukwenza uqhubekele phambili njalo amadlabuzane okuthwala umsebenzi angadedi.

Ngithanda njalo ukubonga lonke bafowethu labodadewethu eliqhubeka lingena kulesisigungu lichatheka inhliziyo zenu, likhuthaza, lifundisa, licebisa njalo lisekela abanye benu. Umanyano luqala njalo. Keep up the good work.
_________________________
Strength of attitude becomes strength of character.

Top
#36386 - 02/25/08 11:10 AM Re: In Praise of Zwangendaba [Re: Dokotela]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
No qhubeka ni mdumisa uZwangendaba lona kuze kube nini? Kude amaphela afunda ukukhuluma?

I'm getting tired of this buddy-buddy politics of self-congratulation yenu. This is navel gazing at its best - while the rest of the world is passing you by nibhekena nezi nkaba zenu. Oh nkosi yami - okwenu! Cha inkos' impela.

There must be something terribly wrong ngale Zwangendaba politics. Empeleni, yini uZwangendaba ayenzile for the lot of Mthwakazi to deserve so much praise? Kumanje, there's elections, where is he to lead your so called Mthwakazians into a new order post M-g-o-t-s? What critical political cum economic strategies does he have to pull the country out of 100 000% inflation? What alliances has he forged for his MPC to garner the sympathy of the international community & thereby lend credibility to your struggle? Who do the people vote for ngoba kuno ZAPU FP (his former party) kuma elections, yet yena Zwangs ne MPC are not even there? Is he still ZAPU FP? What is the position of MPC vis-a-vis ZAPU FP?

In the first place, who is Zwangendaba coz vese kimina he's an anonymous cyberspace ghost? How do people follow a man & his MPC lieutenants whose respective identities they don't even know? How many people on the ground (uquqaba who matter most)know of Zwangendaba's MPC? Can anyone trust an anonymous Zwangendaba who is quick to arbitrarily label anyone with a contrary view as a Shona? I personally have been arbitrairily declared a Shona by the selfsame Zwangendaba. How personally safe would anyone be in seeking to be a member of MPC?

Can anyone trust a Zwangendaba who operates with anonymous SA born & bred agents to spy upon abantu benkosi abamsulwa, eba nuka ubuShona? In the first place, why work with secret agents? Who sponsors those agents & what is their agenda vese? Akubona o-agent laba abazo gcina bebulala abantu ngoba beba nuka ubuShona?

Madoda, kuhle ukuthi abantu bazi qalele okwabo okuse mehlweni omphakathi. Into yoku landelana nabanye! Ngelinye ilanga niyothi qaqabu, uMoses wansondo eseni hole wani susa eGipite, wani phosela esihogweni!

Well, qhubekani nimdumisa uZwangendaba. IsiZulu sithi: utshani obu lele, buvuswa wumlilo!

Shamase Nkwali yenkosi
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#36389 - 02/25/08 12:25 PM Re: In Praise of Zwangendaba [Re: Muntongenakudla]
MTHWENTWEHLABA1 Offline
Nduna
**

Registered: 02/12/08
Posts: 360
Loc: UG
Muntuongenakudla
Kanti mfo wena vele uhlutshwa yini umasidumisa uZwangendaba engasenzelanga lutho? Ulani lakho lokho wena? Engasiduhisa kungumlandu wakho na? Ndoda you have no portion in this thing.Stay on your side of the line. Our lines have been drawn. Shona or no shona to us you make no difference. Yini ungaxoxisani labakwenu. Bakubalekele ngazonezi zika mr I KNOW IT ALL. AND REALLY IF YOU KNOW EVERYTHING ITS ACTUALLY A GOOD THING BUT WAIT UNTIL WE HAVE ASKED FOR HELP.We will most likey need you in the next life.
_________________________
HLABA-1-AT A TIME

Top
#36468 - 02/28/08 05:18 PM Re: In Praise of Zwangendaba [Re: Muntongenakudla]
kanti9Kunjalo Offline
Sakhamuzi

Registered: 08/08/07
Posts: 53
Loc: Empangeni, Ningizimu Afrika
Ekuhle.

Shamase, WETHUKANI MFONDINI?

Mina u Zwangendaba ngimazi in person loba yena wayengasangazi. Ngiku Airforce of Zimbabwe, yena ubeku Air Zimbabwe. Ukubekile nembala imbali yakhe abanengi bayayazi. Akukho akufihlileyo. Ingani uyatsho ukuthi uyisithunywa ku MPC. Lathi wasibhalela ngasese sacela ama Constitution e MPC sazibalela. Sa joyina sesincedisa ukwakha leyo nhlanganiso wena ongaziyo othola angani kayikho. Siyakumema uma ulapha e Goli woza sihlangane mangqamu uyeke ukulwa esigungwini. Imibuzo yonke oyibuze lapha sizakuphendula ngokukucela ukuthi lawe uphathise emsebenzini wokwakha i MPC outside the cyberspace.

This is not a threat, NGIYAKUDINGA ndoda. Ngifisa sihlangane. Mhlawumbe likhona ilanga okaMblazi azahlangana lawe khona. Asilekele lelo langa libe ngele nkosi.

Wena eyakho imbali siyazi ingeyoku sukela abanye lapha e Nkundleni. Indaba ebikwa ngu Zwangendaba kwelinye ikhasi eyamaShona azenza amaNdebele lathi siyayazi.

Let us focus on realities. Olomlomo ngubani?

Yimi okaMblazi.


Top

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert