Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 50 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 5 of 9 < 1 2 3 4 5 6 7 8 9 >
Topic Options
Rate This Topic
#36037 - 02/07/08 03:18 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo *** [Re: Muntongenakudla]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
Basekhona vele abantu abamamela i Soul Brothers kulamalanga? Eish, nina makhehla niyabhora, akelisilethele indaba zekwaito hayi ama dinasaur angamaSoul Brothers. laba bantu belong in history and please keep them there... Thina sifuna ukwazi ngabo Sgonondo etc. Lizwile ukuthi u Zombo (umfana obecula neqembu le Abba Shante) usedlithizwe yingculazi, usephelile umfana wenkosi, ngiyamzwela kanjani!!!

Top
#36039 - 02/08/08 06:22 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Muntongenakudla]
Msupatsila Offline
Ndunankulu

Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
gpn gpn gpn gpn

Originally Posted By: Muntongenakudla
Mkhombandlela

Awu mfowethu, ngiba sathe, ngiba sathe hhayi cha angi boni ndawo lapho kuthiwa uNyambose (Masondo) ugadle unkosikazi wakhe? Umgadlile? Hhayi bo, wena ukubona phi lokho? Mina ngibona nje kuthiwa yi-assault, and not ukugadla!

Yeyi bese ngithukile ngithi nansi imihlola! Phela ukugadla lokhu akuyona into encane - yinto ebucayi kabi. Ayikho indoda ephelele enga gadla unkosikazi wayo.


P/S: Ukugadla yikuphosa umuntu ngobuthi. Ukuthakatha!

Shamase Nkwali yenkosi



eita ola eita ola

Uyazi kumele wengezelele itswayi ukuze abantu begijimele ukufunda udaaba olubekiweyi. Xola mnumzane ma kukwethusile. Kulokuliphetshanyana kwekhaya okuthiwa nguMthunywa lakho kuwakhipha njalo amanga.

clap bye
_________________________
Pope John Msupa

Isiquzi esingadli ntanga zamuntu

Top
#36042 - 02/08/08 11:44 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Msupatsila]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
AmaSwazi Emvelo

Anyone remembers this group? That was a great group, produced by the legendary West Nkosi. Now Gallo has remastered the tapes, digitalised them & put them on CDs. One can now buy all the stuff samaSwazi Emvelo. A great group indeed.

What about Abafana BaseQhudeni? Lezo ke ezakudala. Ezivusa usinga. Zingi khumbuza ubaba wami, awu inkwali yenkosi madoda.

Shamase Nkwali yenkosi
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#36044 - 02/08/08 12:58 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Muntongenakudla]
Msupatsila Offline
Ndunankulu

Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
Kesisondele eZimbabwe kancane, ola ola ola ola

Nduna Malaba Ncube aka Ndux Malax wase Kezi. Kwabanengi, uNdux ufundele umsebenzi eyisifundiswa somculo engaphansi kukaSkuza njalo wayeseqenjini elakhipha imbabazane yedlalade elithi Zihlangene Volume one and two elalisaziwa ngegama Kudzanai.

uNdux wasungula iqembu elalithiwa Stone Sounds ngama 1980s akuhambanga kuhle lapha wase siyatshaya leTahangana

Ezadlubhedu zika Ndux
Namhla Nje Ukhomb
Umuzi Wakho Muhle Mama
Umuthi wezintombi
Zinatha

Angazi ngingatholaphi ama CDs alendoda
_________________________
Pope John Msupa

Isiquzi esingadli ntanga zamuntu

Top
#36046 - 02/08/08 02:09 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Msupatsila]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
u Lovemore Majaivana yena ke? ubeyinqwele lamfana. ngikhumbula ingoma yakhe le ebesithi 'umoya wami awusekho la, usukhatshana kontuthuzithunqa'

Top
#36048 - 02/08/08 02:19 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: bongani]
iBoyz yezkweyeni Offline
Ngqwele

Registered: 11/07/01
Posts: 147
Ngiyalizwa ma gents. Kodwa ukhona olengoma ka Majee ethi 'jika Majola'(tribute to Bosso legend Titus Majola)? Ngilabo dade abayi two, 10 and 17 iminyaka and ngingakunika bona if unganginika le ngoma ka Majee hk hk hk hk.

Top
#36050 - 02/08/08 02:43 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: iBoyz yezkweyeni]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
mina nginempintshi yami eyi music producer and i am sure ukuthi unawo le track coz vele ubene compilation (best of majee), ngizokubuzela kuyena and ngiku update. but ukhumbule ukuthi uthembise ngamantombazane. i hope ukuthi bahle ... hahaha...

Top
#36055 - 02/08/08 04:47 PM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: iBoyz yezkweyeni]
Sibambamahawu Offline
Ndunankulu
***

Registered: 05/04/04
Posts: 803
Loc: KwaGodlwayo
Originally Posted By: iBoyz yezkweyeni
Ngiyalizwa ma gents. Kodwa ukhona olengoma ka Majee ethi 'jika Majola'(tribute to Bosso legend Titus Majola)? Ngilabo dade abayi two, 10 and 17 iminyaka and ngingakunika bona if unganginika le ngoma ka Majee hk hk hk hk.

Okweminyaka eyisikhombisa ezayo ngizothatha udadewenu oneminyaka eyishumi nesikhombisa kuthi thereafter bese ngithatha lona oneshum leminyaka. Ngoba noma kanjani ngizokudingela leliculo likaMajee.
_________________________
THE RACE IS NOT FOR THE SWIFT NOR THE BATTLE FOR THE STRONG, BUT FOR THOSE WHO ENDURETH.

Top
#36069 - 02/11/08 06:56 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Sibambamahawu]
Msupatsila Offline
Ndunankulu

Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
Kuleculo elithi Inzwisa, sengilibele ukuthi abaculu ngobani ncedani, laliculwa kanje.

Madumane ishabhini yakho kayilanzwisa ngizotshela amapholisa ayivale.

Thina sijwayele koMamkhize lapho esithola khona inkomitsho yenzwisa etc etc
_________________________
Pope John Msupa

Isiquzi esingadli ntanga zamuntu

Top
#36142 - 02/16/08 01:03 AM Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo [Re: Mahlab'ayithwale]
lungani Offline
Sakhamuzi
*****

Registered: 08/13/07
Posts: 61
Loc: Broomall PA USA
uLovemore Majee was and is the man. Khala ntandane yame, Balidlala njani and my all time favorite Ingulukudela. Lisazi khumbula lezi? Wawu ngakanani mlaleli......
_________________________
Okungapheliyo kuya hlola. Don't give-up on King Lobhengula's Bulawayo.

Top
Page 5 of 9 < 1 2 3 4 5 6 7 8 9 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert