Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 37 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 2 of 8 < 1 2 3 4 5 6 7 8 >
Topic Options
Rate This Topic
#36195 - 02/18/08 11:11 PM Re: for sure politcs is a dirty game [Re: Gaselomhle]
MTHWENTWEHLABA1 Offline
Nduna
**

Registered: 02/12/08
Posts: 360
Loc: UG
Undoda lo ozithi unguMuntuongenankundla uthe I m talking through my behind. To me that says all about what sort he is. Thats even how he appreciates INKUNDLA, U CAN TELL BY THE WAY HE HANDLES PEOPLE HERE. He will sap all your energy lingamnikezi thuba bafowethu. But LAPHA WE ARE NOT JOKING. THERE IS NO TIME FOR JOKING. ABAFOWETHU BASITSHIYILE, ABANYE ABAZE BATHOLA KHONA KUMBELWA, NGENDABA PREJUDICE AGAINST MTHWAKAZI, they intended to wipe us out of the picture. SO SILAPHA SIFUNA UZIBUSE, WE ARE NOT JOKING. kakho yini ongayitshela linsizwa. ORO vele litshiyane laye. ugcwelw isiprit sedistraction lokuconfusa abantu nje
_________________________
HLABA-1-AT A TIME

Top
#36196 - 02/18/08 11:25 PM Re: for sure politcs is a dirty game [Re: abafokazi]
lungani Offline
Sakhamuzi
*****

Registered: 08/13/07
Posts: 61
Loc: Broomall PA USA
Kuyadanisa ukuthi silabantu abale low self esteem. Abantu laba bafana labantu abacabanga ukuthi abelungu are more intelligent. Before Tshonas had their independence in 1980, it was widely accepted by all (Ndebeles & tshonas) that white people were book smart especially in the sciences. This was because everywhere you looked at the university and technical colleges,doctors, dentists, pilots, bank managers were all white. Now it's the tshonas we see in these positions back home. Now some people have replaced white people with tshona people. It maybe true that their grades maybe better than ours after after O' and A' levels. But you did not tell us the reason why. It is because in Mthwakazi there are a few good high schools. In all of Mthwakazi North, South and Bulawayo, about 3 schools added the A' Level (form 5 and 6) after 1980. One being Luveve High, which introduced the 'A level in the mid '90s. They did not offer any sciences at this level, this was not an over sight by the education ministry. Remember too, the stardard of education has been declining since 1980. I personally know Mthwakazians here in the States who are well educated. I will only say their last names. Two work for an engineering company which does contracts for the pentagon in Washington D.C a Ncube and a Hadebe, but i believe Hadebe left that company. Three doctors a Ndlovu, Sibanda and a Dlamini, who i met recently in Florida on vacation. He told me he came to the States in the early 70s and was at the same medical school with the popular Dr. Frank Khumalo, who i think is still in South Africa. Dr. Dlamini had wanted to practice in Bulawayo but decided to stay here after our side lost the election in 1980. Dr. Khumalo and Dlamini were part of a group of Ndebele professionals who used to meet at a home in Philadelphia in the 70s. Umhlaba uyaphenduka kudala kwakunganje. Abantu ebesibakhangelela phansi njengama finyela yibo asebe sesatshwa ngabanye bethu. Saf' esihle......
_________________________
Okungapheliyo kuya hlola. Don't give-up on King Lobhengula's Bulawayo.

Top
#36198 - 02/19/08 01:11 AM Re: for sure politcs is a dirty game [Re: Muntongenakudla]
SINATHAMAHEWU Offline
Ndunankulu

Registered: 02/27/02
Posts: 632
Loc: The Republic of Mthwakazi
Nkosinathi musa ukuqamba amanga.

Usuqedile ngoZwangendaba wansondo laye uSkuvethe ususeqela ngakimi kwenzenjani?

Ngangizathi kawufundanga njani mina ngikwazi uqobo lwakho njalo wafunda eDLM yansondo yakho lena?

Yikho iNkosi encane yayikuphulula ngamampama lena kwaMgodoyi wansondo wakho eDLM!
_________________________
The average man is a conformist, accepting miseries and disasters with the stoicism of a cow standing in the rain. ~Colin Wilson

Top
#36199 - 02/19/08 02:57 AM Re: for sure politcs is a dirty game [Re: SINATHAMAHEWU]
Sgero Offline
Ndunankulu

Registered: 05/31/04
Posts: 643
Loc: United Kingdom
Mntongenakudla

Funda incwadi ethi The Bell Curve eka Richard Herrnsten lo Charles Murray to understand the 'naughtiness' of the thoughts that you are subscribing to. Amadoda la womabili, to put it in its raw form' babethi abantu abamnyama abakhaliphanga njengabelungu ngokuzalwa. That's an equally dangerous thought nxa usithi amaShona are more learned that amaNdebele. And am not implying that amaNdebele are more learned than amaShona.
_________________________
Ingotsha enhle iyawubiyela umuzi

Top
#36215 - 02/19/08 09:40 AM Re: for sure politcs is a dirty game [Re: Sgero]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Bantu boMthwakazi

I call your bluff.

Iqiniso liya baba. Yingakho abantu bethanda uku tomotana ngamanga. Uma ukhuluma iqiniso, unyamanambana kwabaningi. Baya kuzonda, baku lalele unyendle uma izinyanya zakini zi weak. Fortunately, mina ke ngihamba namakhosi ? izindlondlo zakwaNdonga. Yingakho ngi jinge njalo nge qiniso ngoba angeke bangenze lutho abane nzondo.

Abelungu bathi: one is not a failure until he starts blaming others for his fate. Mina ke angisi njalo. Kepha nina most boMthwakazi ninjalo. I admit, I failed O?level several times & could not go forward. I studied, burnt the midnight oil but still failed. I admit that I?m dull & stupid ? can?t blame anyone for that. I quit isgela, seku cacile kimina ukuthi isgela akuyona into yami. I knew there & then ukuthi mina ngimandla kwi misebenzi yezandla. Yingakho ngavele nganikela eMzansi, ngaqina ezingadini zabelungu, eceleni ngidayisa insangu. Ngabamba zaqina. Moonlighting as umantshingelane at night. Namhlanje ngiya ziqhenya ? ngoba noma ngiyi sinxadi, umphuphe, into nga fundile, kepha ngingu muntu ocacile emphakathini. I don?t blame anyone for my failures esgela.

Issue is, every sphere of life has checks & balances to preserve standards. To qualify for varsity, one needs to meet certain criteria. You can?t just enter Oxford ungu masaka onama average grades. Ditto Havard. Kunjalo nakwa M-g-o-d-o-y-i. At tertiary institutions KwaM-g-o-d-o-y-i, you need to have certain number of points to get into a certain degree course. That rule is hard & fast. If you wanna do Law, you need 15points at A?level plus at least a B at Maths & a distinction in English kwi O?level. Tshela mina ke, can I start complaining ngoba nakhu mina angi kwazanga ukungena kwi law degree? That?d be insanity coz vese mina kaNkwali, I failed kwi preliminary stages : O?level. Unfortunately, because most Mthwakazians are dishonest, uzozwa umuntu ophethe i-BA General degree ekhala isililo so Nandi ethi ene: ?hhayi mina, hhayi bangi robha amaShona oswayini e-UZ, bangi gaya i-BA ne PolAd ekubeni vese mina bengi funa i-Engineering!?.
Mina Nkwali bese ngimbuza: ?Vese how many points do you have at A?level? Did you pass Maths at O?level?? Uzozwa uMthwakazi ? dwe, akasa kwazi ukuphendula. Inkukhu inqunywe umlomo.

Madoda, into ekhawatha oMthwakazi abaningi ngumona. Umuntu usuka abe nomhobholo, afise impumelelo engeyona eyakhe. Nine nselelo enkulu ke nina Mthwakazi. Phecelezi, you have a huge challenge. Inselelo yenu yikuba ani funde ukweneliswa yilokhu eniyi khona. La nikhona no BA/PolAd, Certificate in Education from UCE/Hillside, nursing certificate from some backstreet nursing school in England, care giver certificate from ukuklina izalukazi zabelungu etc ? yiloko amadlozi akini anabele khona. Anisu kuba nomhobholo, nimonelane nabanye abantu (Shona or whatever stripes) aba better gifted to achieve higher goals.

Injalo lonto.

Shamase Nkwali yenkosi
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#36218 - 02/19/08 10:01 AM Re: for sure politcs is a dirty game [Re: Muntongenakudla]
iBoyz yezkweyeni Offline
Ngqwele

Registered: 11/07/01
Posts: 147
Ulamanga wena Nkosilathi, ugcwele amanga. Usenza iziwula thina la hayikhona, trying to recreate a different persona esigungwini la. Tshiya!

Top
#36222 - 02/19/08 10:40 AM Re: for sure politcs is a dirty game [Re: iBoyz yezkweyeni]
Sibambamahawu Offline
Ndunankulu
***

Registered: 05/04/04
Posts: 803
Loc: KwaGodlwayo
Shamase Nkwali yeNkosi, ngicabamga ukuthi usuzenzela phansi manje. Alukufanele neze udaba okhuluma ngalo. Awukhombisi ukuthi usaluxukuzisa ugebhezi. Kungabe kusenziwa yini ukuthi ukhule ubuyela phansi? Izinto okhuluma ngazo lana zifanele okukhulunywa ngabantu abangancwadile.
Sukuma uzibuthe nsizwa yakithi, siyalazi izinga lokucabanga kwakho kunye nekhono lakho.
Ungazifakeli amehlo abantu, ngiyazi ukuthi uyabhuqa, kodwa ke ngiphikisana nakho lokho.
_________________________
THE RACE IS NOT FOR THE SWIFT NOR THE BATTLE FOR THE STRONG, BUT FOR THOSE WHO ENDURETH.

Top
#36227 - 02/19/08 11:00 AM Re: for sure politcs is a dirty game [Re: Sibambamahawu]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Sibambimidlelo

I'm afraid I have to tell you ukuthi, you're just talking from your behind wethu.

If kuwukuthi ucabanga ukuthi ngiya bhuqa, then ujika ukuthathe phi ukuthi ngizifakela amehlo abantu? Engabe usuya bhema yini? Jinda dai deng - take it easy, life is difficult enough as it is.

Unga bhayi iskelemu so masaka laba aba ngizondayo. I haven't lied to anybody. Injalo lonto engiyi veze ngenhla.

Shamase Nkwali yenkosi
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#36236 - 02/19/08 01:09 PM Re: for sure politcs is a dirty game [Re: Muntongenakudla]
Sibambamahawu Offline
Ndunankulu
***

Registered: 05/04/04
Posts: 803
Loc: KwaGodlwayo
Asiqhubeke sihloniphana nsizwa yakithi. Kuhle ukuxoxisana ngenhlonipho kungena kuthethisana nokudelelana. Uma oDonga bekwazi ukukhuluma ngentuba yezibunu ungacabangi ukuthi noMwelase uyakwazi lokho. Uma ube ungabhuqi then you have a serious problem than i initially thought.
_________________________
THE RACE IS NOT FOR THE SWIFT NOR THE BATTLE FOR THE STRONG, BUT FOR THOSE WHO ENDURETH.

Top
#36240 - 02/19/08 01:50 PM Re: for sure politcs is a dirty game [Re: Sibambamahawu]
abafokazi Offline
Ngqwele

Registered: 07/15/03
Posts: 117
Loc: Luton, england
KWELAMTHWAKAZI KASEHLULEKANGA, CHA.

Kulento okumele sibeyazi ukuthi kade sancindezelwa, We have been opressed. We have tried our best as umthwakazi, kodwa ngendaba yokuthi amashona bathi bayi majority kodwa basivalela kumacebo wonke esiwazamayo. Izambezi water project uku on hold ayisikho ukuthi asifundanga kodwa yikuthi yena leyi government yamashona ayifuni kubona siphumela komthwakazi. There have centralised everything to be in Harare or Mashonaland, for example okwakhathesi nxa ufuna ukuthatha ibirth certificate ende(long one) leyana you have to go eHarare but kwakuyinto eyayisenziwa koBulawayo. I radio station seya suswa completely from Bulawayo to Harare. Ube usisitshela ukuthi asifundanga
Now we will all love to land straight to the Bulawayo airport when coming from other countries but this is not happening because the government does not want to extend the Bulawayo airport to accommodate international flight
Bazamile oCont Mhlanga ngemakhosi theatre, kodwa bancindezelwa, iradio station yabo seyaba closed because abavumi impumelelo komthwakazi. Ungahamba ulindebele nxa ungumhlabeleli usithi uyerecorder ialbum yakho abukuvumeli kumarecording studio abo,kuze kuthi banye abahlabeleli sibazwe kuthiwa barecorder ama album abo e SA. Nxa udinga usmebenzi loba ufundile bafika bethi ndeipi, manje awusezwa nxa besitsho njalo, njalo abukuqatshi nxa lifika sikhathi sinye lomshona olamaqualifications anjengawakho

Top
Page 2 of 8 < 1 2 3 4 5 6 7 8 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert