Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 62 Guests and 2 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 1 of 2 1 2 >
Topic Options
Rate This Topic
#37557 - 04/18/08 10:40 PM KAMBE NGUBANI LO ?
BATHWALIBOPHAHLA Offline
Sakhamuzi

Registered: 03/27/08
Posts: 88
Loc: UK

St John 19 verse 25 'when Jesus therefore saw his mother,and the desciple standing by,whom he loved,..........'Ngabe ngubani lu mathandwa? Akami lapho u Johani,uyaqhubeka angamqambi ngegama lakhe encwadini yakhe ,uze ayiphethe embiza ngalelo likamathandwa.

i vesi licutshwe ku Holy Bible; Kings James Version


Top
#37567 - 04/19/08 02:20 PM Re: KAMBE NGUBANI LO ? [Re: BATHWALIBOPHAHLA]
Emz Offline
Sakhamuzi

Registered: 02/16/08
Posts: 80
Loc: Diaspora
Bathwa

kunjani, phila eNkosini.

ngethemba ucuphe indima engeyisiyo, may be from the Hoply Bible, but iKJV ithi,
Quote:
Now there stood by the cross of Jesus his mother,and his mother's sister, Mary the wife of Cleophas, and Mary Magdalene.
, Jhn 19:25

I tried cross referencing to the same incident in other gospels and different versions ngithola lokhu;
Quote:
There were also many women there, looking on from a distance, who had followed Jesus from Galilee, ministering to him, among them were Mary Magdalene and Mary the mother of James and Joseph and the mother of the sons of Zebedee.
Matt 27:25-26

umuntu omdingayo akekho kwileli verse may be uphambanisile, angazi njalo, ngoba bonke labomama baqanjiwe kuleli verse lo othandekayo akekho.

Amen.
_________________________
maturity is of the mind, not of age, however, the magnitude of one's experiences is a function of age.

Top
#37568 - 04/19/08 02:54 PM Re: KAMBE NGUBANI LO ? [Re: Emz]
MTHWENTWEHLABA1 Offline
Nduna
**

Registered: 02/12/08
Posts: 360
Loc: UG
Bantwana benkosi
I would say its the writer of the same gospel himself, John.
_________________________
HLABA-1-AT A TIME

Top
#37570 - 04/19/08 03:11 PM Re: KAMBE NGUBANI LO ? [Re: MTHWENTWEHLABA1]
Emz Offline
Sakhamuzi

Registered: 02/16/08
Posts: 80
Loc: Diaspora
siyabonga kakhulu, precisely.

Amen
_________________________
maturity is of the mind, not of age, however, the magnitude of one's experiences is a function of age.

Top
#37572 - 04/19/08 05:46 PM Re: KAMBE NGUBANI LO ? [Re: Emz]
BATHWALIBOPHAHLA Offline
Sakhamuzi

Registered: 03/27/08
Posts: 88
Loc: UK
Emz

Ngiyakubingelela kakhulu ngegama le Nkosi, ngibonga ukuqondiswa kubeliphutha lami enkululumweni, bengiqome ukucupha ku St John 19 vesre 26 kodwa kuyisifiso sami ukuthi uqale nge background ka 25. Ngincede ke ungikhanyisele. Lumuntu uyatholakala ku St John 20 verse 2 laku St Johns 21 verse 7 and 20 kodwa identity yakhe ayingicaceli kahle ngendlela okuqhubekwa ngayo ngokubizwa ngokuthi ngumathandwa.

Top
#37573 - 04/19/08 08:06 PM Re: KAMBE NGUBANI LO ? [Re: BATHWALIBOPHAHLA]
Emz Offline
Sakhamuzi

Registered: 02/16/08
Posts: 80
Loc: Diaspora
Bathwa

bengizama ukucatsha, but usungibambile kungasenani. sonke siyayazi lindaba sebeyiphendule bayenza enye into.

lindaba iyindikimba esemqoka kwiDavinci code. ngikujikele inyoka, but sizoncedisana ukuyibulala, wena ulombono bani ngalothandekayo, utholakala encwadini koJohani kuphela, kengibuze?

ithi ngitshiyele abanye ngingandi ngomlomo njengebhasikiti, uMthente uthe nguye umlobi lami ngiyavuma.

Amen
_________________________
maturity is of the mind, not of age, however, the magnitude of one's experiences is a function of age.

Top
#37575 - 04/19/08 09:28 PM Re: KAMBE NGUBANI LO ? [Re: Emz]
BATHWALIBOPHAHLA Offline
Sakhamuzi

Registered: 03/27/08
Posts: 88
Loc: UK

Emz

We muntuwakithi, uyangiphica,angizakuzwa nix,sewujule wadlula yena u Johani uqobo lwakhe ma ebhala lincwadi !

Top
#37576 - 04/19/08 10:21 PM Re: KAMBE NGUBANI LO ? [Re: MTHWENTWEHLABA1]
BATHWALIBOPHAHLA Offline
Sakhamuzi

Registered: 03/27/08
Posts: 88
Loc: UK


MTHWE 1

NGIYAKUBINGELELA

NCEDA NGESIBANE MAKHELWANE [b] ![/b]

Top
#37585 - 04/20/08 02:03 PM Re: KAMBE NGUBANI LO ? [Re: BATHWALIBOPHAHLA]
Emz Offline
Sakhamuzi

Registered: 02/16/08
Posts: 80
Loc: Diaspora
Bathwa

phepha nxa ngikuphica

google these words: Disciple whon Jesus loved
_________________________
maturity is of the mind, not of age, however, the magnitude of one's experiences is a function of age.

Top
#37598 - 04/20/08 06:32 PM Re: KAMBE NGUBANI LO ? [Re: BATHWALIBOPHAHLA]
MTHWENTWEHLABA1 Offline
Nduna
**

Registered: 02/12/08
Posts: 360
Loc: UG
Yebo mntakababa
Asithi kusahluko amatshumi amabili lanye kuJohane, indima 21 kusiy' ekucineni. Yona kanye kanye indima ngu 24
INJABULO LENTOKOZO KUWE LABANGAKWAKHO


Edited by MTHWENTWEHLABA1 (04/20/08 06:39 PM)
_________________________
HLABA-1-AT A TIME

Top
Page 1 of 2 1 2 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert