Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 39 Guests and 2 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 1 of 4 1 2 3 4 >
Topic Options
Rate This Topic
#3794 - 11/06/01 03:23 PM What is so Tribalistic about this Site?
Sibalukhulu Offline


Ngqwele
***

Registered: 04/03/06
Posts: 126
Loc: London
<p> I hear such rhetoric as this "site might be percieved to be tribalistic" as it is not representative of all Zimbabweans.<p>I would like to say there is nothing tribalistic about us having a Ndebele oriented site. This site is for ideal, cultural, linguistic and other exchanges betwenn peoples of Matabeleland. I make no apologies for this site and think that a good number of people appreciate the niche created henceforth. I am sure there is a lot people cannot find @ zimsite, zvinopressa, allzimbabwe, zimupdate and other common Zimbabwean sites

Top
#3795 - 11/06/01 06:26 PM Re: What is so Tribalistic about thus Site?
nobhutshuzwayo Offline
Ngqwele

Registered: 09/03/01
Posts: 167
Loc: Bulawayo
Kubalulekile ukuthi ingcazela ka tribalistic awuyazi. please go back to my posting and re-read.Also go back ubale impendulo ezivele kubafowethu ukleptocrat loMbodlomani.I think they did understand what i was saying, and have since given me some valid arguements. Ukhululekile ukuthi ungisole uma ubona la ngiphosisa khona,ngoba sonke silelungelo lokutsho imibono yethu.<p>Kungasenani next time umangilobe ongavumelani lakho ungagudl'iguma. attach my name to the statement,instead of starting a whole new topic about it.<br>Ngiyadumisa!!<p>BAYETHE!!

Top
#3796 - 11/06/01 08:01 PM Re: What is so Tribalistic about thus Site?
Sibalukhulu Offline


Ngqwele
***

Registered: 04/03/06
Posts: 126
Loc: London
<br> Nobhutshuzwayo,<p>Ngiyaxolisa baba. Kodwa ukuze ngingasabethi igama lakho kwenziwe yikuthi ngiyazi ukuthi um'bono kawusiwakho, ngoba wena uthe "may be perceived as tribalistic", I guess ubusitsho ukuthi "perceived" ngabanye abantu mhlawumbe osuke waxoxa labo. Lami sengike ngatshelwa ukuthi "yindaba kugcwele isiNdebele kangaka?".<p>Kungaba kuhle ukuthi labo abayibo ababona indawo le iTribalistic batsho izizatho zabo, ngakho bengiza ukubanikeza lelo thuba..mayuyu Baba.<p>BAYETHE!!!

Top
#3797 - 11/07/01 04:47 AM Re: What is so Tribalistic about thus Site?
Potshoza Offline
Nduna

Registered: 08/20/01
Posts: 481
Loc: Leamington Spa
<br> There is nothing tribalistic about this site I am afraid. Ingcazelo kaTribalistic ngeyoBandlululo. Ibandlululo olunjenge Five Brigade kaMugabe. Kodwa you might be right Nobhutshuzwayo if you think some peoples' perceptions view it as tribalistic..but those perceptions are ill conceived.<p>Mayihlome!!

Top
#3798 - 11/07/01 02:48 PM Re: What is so Tribalistic about thus Site?
Mbodlomani Offline
Sikhulu
*****

Registered: 08/03/01
Posts: 201
Loc: KwaNtasi
<br> Ukuze inkundla imumathe zonke izizwe kuyabe kumele ibekwe ngesiLungu. Ukuze igoqele izizwe ezinengi zesiNdebeleni kungasetshenziswanga isilungu kuyabe kungumsebenzi omkhulu, kodwa kakutsho ukuthi kakungeke kwenzakala!....Ngiyethemba bonke labo abaziwa bengamaNdebele (abeSuthu, abeTswana, amaVenda, amaNguni,amaKhalanga labanye) mthetho wabo bayasazi isiNdebele. <p>KwabesiTongeni, ikhona eyabo indawo lapha <A HREF="http://www.mulonga.net" TARGET=_blank>www.mulonga.net</A> . <p>Ariye!<br>Tumelang!

Top
#41220 - 12/14/08 05:05 PM Re: What is so Tribalistic about thus Site? [Re: Mbodlomani]
JJMATSHETSHE Offline
Ngqwele

Registered: 10/06/08
Posts: 127
Loc: LONDON
Very interesting topic!

I thought people articulate themselves the way abafisa ngayo kuwo wonke amasites kanye lalapha enkundleni including mixing langauges zikaMthwakazi. I have seen a lot of English and tsotsitaal here.For me I feel I write better in Ndebele ,I read better in English and I dream better in Sotho but l wouldnot wish that any site be transformed in any way.If articulating oneself in a langauge of choice in social networks is tribalism , Ah , angisazi ukuthi siyaphi ngale chorus yaMaNdebele ngemizanyana yabo emincane eshesha impendwe ngelikatribalism.


Tshwara mo - kea rata!
_________________________
There is no Darkness but Ignorance! Siku Information Age Mthwakazi.

Top
#41227 - 12/15/08 08:13 AM Re: What is so Tribalistic about thus Site? [Re: JJMATSHETSHE]
manauqonde Offline
Mafikizolo

Registered: 12/09/08
Posts: 4
Loc: Kwelengabadi
Hayi lami angibuboni ubutribalism kuleNkundla. Ngicabanga ukuthi abantu abathi leNkundla itribal sebangenwa ngumkhuba omubi ipropaganda ezama ukwenzela uMthwakazi phansi. Noma kunjalo kuleNkundla umuntu uyazikhethela ukuza kuyo. Ongafuniyo kayekele.

Top
#41230 - 12/15/08 10:12 AM Re: What is so Tribalistic about thus Site? [Re: Sibalukhulu]
mashwabada Offline
Mafikizolo

Registered: 08/07/08
Posts: 28
Loc: tembisa
tribal or not, the truth of the matter is that this site is for isizwe sikaMthwakazi, meaning all those who hail from or affiliated to Mthwakazi. iqiniso yikuthi amaShona siwadingi kulesite, and for that i'm not apologetic.

i think this site represents the needs of abantu besiNtwini rather than those of Zimbabwe. i say so because when "they" talk of Zimbabwe it's crystal clear that we Mthwakazians) do not belong there. to "them" zim means matshonaland-amakati nezizinja zayo. at least here we've got a sense of belonging.

awuthi ng'thule ngoba kuzosukwa besekuthiwa seng'theni...
_________________________
shwabada Mashwabada kaMbome noNgili, izinyane lenkanyamb' okwasa belizingela kwashon' ilanga belalusile.

Top
#41234 - 12/15/08 10:53 AM Re: What is so Tribalistic about thus Site? [Re: mashwabada]
Hlongamvula Offline
Mafikizolo

Registered: 03/06/08
Posts: 17
Loc: GP, Mzansi
Mina ngicabanga ukuthi ibekeka kahle ngesilungu lendaba. Its a tribal forum for the Matebele peoples. Injongo kuyikuthi sitetemuke, sihleke, sixoxe, sizigqaje ngolimi lwethu. NgeyaMaNdebele lenkundla. Ongafuniyo longezwayo ikuthi sithini kaphume aphethe kumbe angene lomchasisi, kodwa bangasiphazamisi belokhu beshwashwatha bebuzana ukuthi kuthiwani.
_________________________
It is not falling into the water, but lying in it, that drowns.

Top
#41240 - 12/15/08 12:51 PM Re: What is so Tribalistic about thus Site? [Re: Hlongamvula]
JJMATSHETSHE Offline
Ngqwele

Registered: 10/06/08
Posts: 127
Loc: LONDON
I THINK SENZIWA YIKUTHI SONKE SINCINDEZELWE KAKHULU KU POLICE STATE E SPESHALAYIZA NGE CONTROL YEZIMPILO ZABANTU. ABANYE BETHU, GIVEN THE SMALLanyana OPPORTUNITY ,THEY WOULD NOT RESISIST THE STRONG URGE TO TAKE OUT FREEDOM FROM OTHERS BY POLICING THEM BEZIKWEJISELA NJE. SONKE SINGAMA VICTIMS ENCINDEZELO BUT INKULULEKO MA IDEKIWE NJENGOBA KWENZIWE LA ENKUNDLENI KUFANELE SIYAMUKELE NGEZANDLA EZIVULEKILEYO.

ITS REALLY SAD.
_________________________
There is no Darkness but Ignorance! Siku Information Age Mthwakazi.

Top
#41246 - 12/15/08 10:43 PM Re: What is so Tribalistic about thus Site? [Re: JJMATSHETSHE]
Sgero Offline
Ndunankulu

Registered: 05/31/04
Posts: 643
Loc: United Kingdom
Mina ngiyadakeka njani ngabantu who are quick to cry 'tribalism' nxa kungaba lento yeSintwini. Kulama sites abhalwe ngesikhiwa kuphela; kulama sites abhalwa ngesi French kuphela; kulama sites abhalwa ngesi Taliyana kuphela; kulama sites abhalwa ngesi Uroba; kulama sites abhalwa ngesi Putukezi; kulama sites abhalwa ngesi Shona kuphela. Angikaze ngelanga eliodwa ngizwe umuntu complaining and labeling these sites racist, tribalist, whatist! The moment sikhuluma ngeSiNdebele, then some one is quick to cry foul!

If it is seen as tribalist, then ku right, stay away and let abafuna to contribute/participate kule site baqubeke. We are proud of this language and akusicala to use it. By the way it is one of the 'official languages.'
_________________________
Ingotsha enhle iyawubiyela umuzi

Top
#41269 - 12/16/08 11:55 PM Re: What is so Tribalistic about thus Site? [Re: Sgero]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 155
Loc: south africa
Sgero lani lonke bafowethu philani lami ngiya phila, yazi kulento yokuthi abantu bahluleka ukuhlukanisa into yelizwe leyabanikazi lenkundla ayisiyo yezimbabwe kodwa ngeka Mthwakazi so nxa kukhona olenkinga othi yena uyabandlululwa uyawazi umnyango angena ngawo akadingi kuphelekezelwa ezinye izinto uyayeka abanikazi bazijabulise ngazo ngoba zingezabo, nxa kukhona ongezwa isndebele sethu esiziqhenya ngaso kangaka kahlukane laso kunye lathi asidingi kuncediswa thina enkingeni zethu wecan manage on our own.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#41273 - 12/17/08 07:26 AM Re: What is so Tribalistic about thus Site? [Re: mg_d]
lvovo Offline
Ngqwele

Registered: 02/21/08
Posts: 163
Loc: KZN
Ubani lumuntu otho this site is tribal?? I hope abezwa iNkundla ingabaphathi bayabopha ezabo bephume bephele. Thats why kuthiwa yi Nkundla ingazange yethiwe elinye igama.

Ongafuniyo kayekele leBosso iyakutsho lokho
_________________________
Novus Ordo Seclorum

Top
#41275 - 12/17/08 08:10 AM Re: What is so Tribalistic about thus Site? [Re: lvovo]
okaMabhedla Offline
Sakhamuzi

Registered: 06/18/08
Posts: 59
Loc: Nkandla, RSA
at this stage, i dont think we should be forcing or sincenga bantu ukuba baze ekhaya (kuNkundla site) if you think its tribal leave us alone and join the so claimed non tribal zanu pf sites elsewhere and will never miss you!!
_________________________
am here in life to set my own milestone thru the guidance of amadlozi naboKhokho bakwethu for a better future engela kuncindezelwa.

Top
#41294 - 12/18/08 07:20 AM Re: What is so Tribalistic about thus Site? [Re: Sibalukhulu]
Gaselomhle Offline
Ndunankulu
*****

Registered: 08/25/05
Posts: 517
Loc: Buqamama
Linxoxo iphawula inkinga enkulu esilayokoMthwakazi. Inengi alisenelisi ukuzimela independely as a Mthwakazian, kodwa selijayele ukuba yizikhonzi zabanye. Uma umuntu sekumele amele ubunguye bakhe, unembeza usesuka amthonisise abone sengathi usesona. Kuyikufa kwenqondo lokhu, Sadly ukufa kwenqondo yikufa komuntu, ukufa kwabantu sikutshabalala kwesizwe.

Akukhonto embi in preserving our identity as Ndebeles. If a site has been opened for us to interact as Ndebeles akukho phutha kulokho as it does not mean that we hate non-Ndebeles. Kanti abakoNdlovu nxa bethethela idlozi labo ngokwendlela yakwabo engelani labakoMoyo kuyabe kusitsho ukuthi bayabazonda na abakoMoyo? Umkhuhlane okhona yikufuna ukukhothamisa amakhanda sibe ngo"sece" zonke izikhathi. Usetshilo omunye, "kungani kanti i-site zesilungu lingatsho ukuthi zi-tribalistic, or racist".

Sinanzelele njalo bantu bakithi ukuthi aMaNdebele akusiyi-tribe, but a nation (constituting of different tribes).

_________________________
>>Aspire to Inspire before you Expire<<

Top
#41471 - 12/29/08 08:13 PM Re: What is so Tribalistic about this Site? [Re: Gaselomhle]
ozithembayo Offline
Ngqwele
***

Registered: 09/21/05
Posts: 109
Loc: emhlabeni
Bandla, mina ngajoyina lapha ngoba yiNkundla kaMthwakazi, ekhuluma ngeSindebele. Othi itribalistic ukhuluma njengalaba esihlala labo koMugabe. Kahambe alandelele amasites ahambelana leZimbabwe abone ukuthi abhalwe ngaluphi ulimi. Thina maNdebele, Mthwakazi omuhle siduba ngokuba ngogoodboy. Sihlala sisesabela ukuthi amatshona kasoke ezwe besesidubeka sibadonsa ngokwenza kubelula ukuthi bezwe. Bona abazidubi ngalokho, hamba eHarare ubone. LeTsholotsho uyakutshela ukuthi kezwa. INdebele libona kungcono likhulume isiLungu nxa itshona selithe kalizwa, ngoba bona bangezwa ukuthi uphuma koMugabe loba useIceland bahle bakukhulumise ngolimi lwabo. Thina siyazidelela mani, nxa kuzaba viewed as tribalistic, so what? Vele umuntu aze acabange ngakho angathabeli ukuthi nanku okwakithi yikuthini khonokho? Hayibo, vukani Mthwakazi, hatshi ukuhlala lisiba buthakathaka. Kukudala belizasuselwa amanqe kuthiwe lifuze bani ngokucabanga so. Aluqhubeke ulimi lwethu njalo siqhubeke sisiba lemihlangano yakoMthwakazi mhlabawonke.
_________________________
Ngiphenduka ngilele

Top
#41475 - 12/30/08 09:04 AM Re: What is so Tribalistic about this Site? [Re: ozithembayo]
nqameni Offline
Mafikizolo

Registered: 09/13/08
Posts: 10
Loc: Gauteng
Bafowethu yini e-tribalistic about expressing yourself as a Mthwakazian.I for one do not go around telling other people what to do or what to say.Ayanya amaswina, afunani kuNkundla?Nobody is forcing them to visit the site.Igugurawundu,grand plan, nayo yonke i-Hitlerism/shonalism yabo are realities,so what? we mustn't talk about all these evils for fear of being labelled tribalist.From 1980 they have been supporting the devil,but today they are crying the loudest.Kulungile uma iSozbeli isitsha, because the target is 20000.eMgabe siyabonga.

Top
#41478 - 12/30/08 11:57 AM Re: What is so Tribalistic about this Site? [Re: nqameni]
science Offline
Sakhamuzi
*

Registered: 12/27/08
Posts: 50
Loc: kwamthwakazi
the best idea is not to respond to any silly tshona and its puppets phambili ngobuntu phansi ngesitshona samaswina, let us not respond to such low life creatures from mugabes` infected brain, have u ever heard mugabe speak in ndebele? let us stop saying matebeleland its mandebeleland for god sake!


Edited by science (12/30/08 11:59 AM)

Top
#41481 - 12/30/08 03:42 PM Re: What is so Tribalistic about this Site? [Re: science]
MsanakubuKalanga Offline
Mafikizolo

Registered: 10/02/08
Posts: 9
Loc: Dombodema
Ndombuyisa kwazo Banna bakwaMthwakazi, kwaze kwabamnandi ukuba kule inkundla thats the only place that one feels independent and free.Ngizizwa ngikhululekile nangeSkalanga sami. Kozipa kuba yibapa, "Ndoti gole dzwa"(Meaning have a prosperous New Year).
_________________________
Higokonkomola tjuluka zila dzinuwe

Top
#41490 - 12/31/08 10:36 PM Re: What is so Tribalistic about this Site? [Re: MsanakubuKalanga]
Emz Offline
Sakhamuzi

Registered: 02/16/08
Posts: 80
Loc: Diaspora
Bandla!

kuyangidanisa ukulizwa likhuluma nge-tribalism, vele inkundla i-tribalistic. Kungenjalo mina labendlu yakwami besingeke singene kuyo. kumele ibe-tribalistic and Sibalukhulu must make sure it remains thus, so that it fully serves it's purpose, engethemba sonke siyayazi, if not google it.

abesaba ukubizwa ama-tribalist khululekani, by definition tribalism simpley means: The organisation, culture or beliefs of a tribe; a strong feeling of identity with or loyalty to one's tribe or group. kuyini okubi ngalokhu, this has nothing to do with anybody but Mthwakazi, unless Mthwakazi has a problem with her identity or kanjani?
_________________________
maturity is of the mind, not of age, however, the magnitude of one's experiences is a function of age.

Top
#41496 - 01/01/09 06:57 PM TYPICAL NARROW VIEWS. [Re: Emz]
abedabuko Offline
Mafikizolo

Registered: 12/16/08
Posts: 28
Loc: esigodlweni
WHO CARES YOU ARE NDEBELE OR YORUBA-IBO, SWAHILI, THE POINT YOU ARE BOTH BLACK AFRICANS, AFRICA IS THE THE ISSUE HERE- - PLEASE, BLACK IDENTITY IS SEEN AS EVIL-DIRTY, CURSED????
LETS FIGHT AS ONE BIG FAMILY TOWARDS/AGAINST WHITE SUPREMACY, NOT SPEAKING BUT RAISING BLACK FAMILIES THAT CONSCIOUSLY RESEMBLE OUR COMMON HERITAGE. WORDS ARE CHEAP AT TIMES [PLATITUDE]ACTION!!! STUDY ABOUT BLACK CONSCIUOS MOVEMENT.
TRIBALISM IS TOO NARROW MOVE BEYOND, MATURE AS A PERSON SEE BLACK PEOPLE IN ONE BIG FRAME, JAMAICANS, NIGERIANS, SOUTH AFRICANS ALL CAME FROM ONE SOURCE OF EVIL[SLAVERY][COLONIAL ERA] [1884 Berlin conference rubbish]and so on can't you see my people.


Edited by abedabuko (01/01/09 07:01 PM)

Top
#41505 - 01/02/09 02:33 AM Re: TYPICAL NARROW VIEWS. [Re: abedabuko]
lungani Offline
Sakhamuzi
*****

Registered: 08/13/07
Posts: 61
Loc: Broomall PA USA
Abedabuko, calm down muntu wakithi. There is nothing wrong with us meeting here kuInkundla as uMthwakazi or AmaNdebele. The Tshonas are out to eliminate us, our langauge and culture. They sent iGukhulayamaswina to kill Ndebeles. To this day they have not been any reparations no prosecution for the crimes against humanity. And no one knows how many Ndebeles were taken away in the middle of the night, never to to heard from again, or killed by these devils. Konke lukhu kusenziwa yikuthi bayasizonda. Why don't you go to their sites and preach this tolerance stuff, and try to communicate in Ndebele and find out why they hate us so much. Then come back kuInkundla and let us know what they say.
_________________________
Okungapheliyo kuya hlola. Don't give-up on King Lobhengula's Bulawayo.

Top
#41508 - 01/02/09 09:54 AM Re: What is so Tribalistic about this Site? [Re: Sibalukhulu]
Nobubele Offline
Mafikizolo

Registered: 11/06/08
Posts: 9
Loc: South Africa
Laba abathi this site is tribalistic bangazosdina,its so simple,ozwa le site ingamngeni kahle makaphume aphele,ongafuniyo kayekele and we are not sorry for that.S'khathele ngokungamashona,hawu bantu!!!!!!!Sebefuna ukusitshaya iGukurawundi futhi naku site yethu!

Top
#41510 - 01/02/09 06:51 PM Mihle imibono yenu nivumelekile ukuphawula ekundle [Re: lungani]
abedabuko Offline
Mafikizolo

Registered: 12/16/08
Posts: 28
Loc: esigodlweni
Mthwakazi ka ndaba ngiyezwa imibono yenu nonke njalo ngiyazi hlonipha, lapha enkundleni kunandi kuyaxoxwa ngezinto eziphathisana nomphakathi.Iqiniso niyali khuluma yebo ma Afrika
aqembuzene, jenga maTshona nabe sitwini, kuvele yasunkakundala
indaba yokungahloniphani.Mina ngi dabuka esigondlweni ngingu muntu wesitwini ayi umuntu wezizwe phela. Lapha enkudleni ngiya thokoza ngiya jabula ngi hlangene naba fethu, nabo dadewethu.
Kumnandi si bonisana nge simo esizweni sakithi. Ngithe ngise Engilandi ngeminye iminyanka nga bona yonke imikhuba eniyitshoyo nga matshona, nami ngiyazi kubuhlundlu ngendlela abaphatha ngayo abantu besitwini.Bafethu ngifuna nazi ukuthi mina indabuko yami ayithengiswa ngimela indabuko nama sinko ethu.Into engi bengi yitsho enkundleni kandaba bengithi umoya woxolo, nezwano, nehlonipho yandabuko yethu amaNguni PSEUDO[Ndebele].Kahle kahle nami ngiqejuliziwe ngama tshona lapha kwesami engi qubekhona embotsheni yami okwesikhatshana ngisafunafuna engingenakho.
Ngize nga mbala ugwalo ngimbalela umnuzana ohlunitshiwe ngama tshona Engiladi London, umnuzana manje akaze angi ephudule, senga thitana naye ngecingo, namanje uyala ukubonisana nami njenge sizwa phela.Kodwa lo mnuzana uhleli ehlangana nabamhlophe
exoxisana nabo lapho kwesami.Ngamafitshane amazwi bafethu kini nonke ngini thanda kakhulu ihloso yami ngetshayelo nange kolo yesi Lasta[Roots and culture] esisuka nayo phansi KwaBulawayo, sifundiswe ngo xolo, nango thando, thanda izitha zakho, bonisa amazanka ubuntu bakho, wakhe amatshona nobuzanka bawo, ungafani nawo ube yisi wula unga fuda usiya phambili.Masi bambaneni thina ama Afrika, masi yelule igalo zethu zifikelele lapho ematshoneni.
Kepha i [divisions based on ethnicity will not recover mama land]
we are humanity , we are one people that is Africans!!! Ngini thanda nonke lapho enikhona ngedawo nge dawo.Ngeminye imini sizo hlangana sazane kahle, mhlawumbe sihleli sixoxisana abanye siyazana, hlawumbe sihlobene, hlawumbe sakhelene.Ngicela ukuni buza nonke mthwakazi thina imulizethu eziganwe esitshoneni, sinaba tshana bethu esitshoneni, sizo xazulula kanjani indaba yezondo???????


Edited by abedabuko (01/02/09 06:58 PM)

Top
#41511 - 01/02/09 07:13 PM Yehlisani umoya zihlobo!! [Re: Nobubele]
abedabuko Offline
Mafikizolo

Registered: 12/16/08
Posts: 28
Loc: esigodlweni
Indaba ye gukula wudi, eyomona nezondo, yibutshapha obeziwa ngama
zanka angena hlonipho ngomphefumulo. Wesisi, webudi wami qina ngothando.Unga vumeli izitha zakho ziku dukise indlela yakho.
Inkundla yesintu ingithokozisa umoya wami, ngoba ivuselela indabuko yethu.Masi si bonisane njenge muli kamthwakazi kuhle phela, imibono ngenke yafana eya bantu.Angenke ngiye ematshoneni ama website abo ane qembuluzo kakhulu ngiyazi kahle.Ngizamile ukuhlangana nawo alukhuni saka amakhanda abo , inkakhulu labo aba vela ehalale nase ma tshonaland balukhuni kakhulu emakhanda.
Ngize nga thola inkundla sengi khathele ngifunafuna ukwazi ukuthi
baphi abantu abesintwini phela.Ngiyayi thokozelela kakhulu i website leyi bafethu[expand our horizones further] Marcus Garvey
taught us[WHERE THEY IS NO VISION PEOPLE WILL PERISH] Sinayo yini thina umbono wesizwe sakusasa yini.Ngiya bonga nisale kahle ngoxolo nango thando nonke ngedawo ngedawo.

Top
#41523 - 01/02/09 09:15 PM Re: Yehlisani umoya zihlobo!! [Re: abedabuko]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 155
Loc: south africa
ndoda akuphumele egcekeni ukuthi ungubani wakwabani ukewayibonaphi lento yakho oyikhulumayo amaNdebele will never be one people lamatshona sinenzondo for bona akumdoko ogayelwe wena lowo you can just take your pan africanisim to hell with you because its where it belongs.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#41538 - 01/03/09 08:41 PM Re:ABEDABUKO YINKUNZI YESWINA [Re: ]
abedabuko Offline
Mafikizolo

Registered: 12/16/08
Posts: 28
Loc: esigodlweni
Uyazi unesi khathi soku dlala mfethu, yini ngawe, awu boni umhlaba uyaphi lamhlanje yini lento amatshona, amandebele, ama what what is narrow views.Africans are Africans that is it simple , uyathanda awu thandi uzofunda ukuthi abantu abanyama bayi muli inye, sikhathele ngezimpi nange zondo.

Top
#41541 - 01/03/09 10:30 PM Re:ABEDABUKO YINKUNZI YESWINA [Re: abedabuko]
makhokhoba Offline
Sakhamuzi

Registered: 04/14/08
Posts: 63
Loc: Old location
Phuma swina. Moderator thola ukuthi uyayixosho lenja

Top
#41543 - 01/04/09 02:36 AM Re:ABEDABUKO YINKUNZI YESWINA [Re: abedabuko]
lungani Offline
Sakhamuzi
*****

Registered: 08/13/07
Posts: 61
Loc: Broomall PA USA
Abedabuko, uma udinga abantu bokufundisa ngeAfricanism yakho leyo. AmaTshona agcwele kwaMgodoyi yibo abasizondayo. UmfokaMqabuko tried this unity thing over and over again with same results every time. He started the first black political party in Zimbagwe and invited the Tshonas to join, all in the spirit of unity. They joined in masses and where taught politics by our people and yet turned round and abandoned him calling him a foreigner. Again after the Tshona people's independence in 1980, Nkomo tried to unite the Ndebeles and Tshonas. This led up to the so called unity accord in the 80s. If you look through all these events it is Nkomo and the Ndebele people who extended a hand of friendship to the Tshonas. They always looked at it as a sign of weakness and stupidity. There is only one way to deal with these people 'impi.' Look at how they thanked us for driving the white man out of power, iGukhulayamaswina to beat-up our grandmothers and kill as many Ndebeles as they could....
_________________________
Okungapheliyo kuya hlola. Don't give-up on King Lobhengula's Bulawayo.

Top
#41553 - 01/05/09 05:22 AM Re:ABEDABUKO YINKUNZI YESWINA [Re: abedabuko]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
nami ngibona angathi lomuntu litshabi, indlela athanda ngayo amaswina iyanyanyisa. ndoda kumbe ungumfazi sicela ubuyele ezwkapressa

Top
#41556 - 01/05/09 08:00 AM Re:ABEDABUKO YINKUNZI YESWINA [Re: abedabuko]
Gaselomhle Offline
Ndunankulu
*****

Registered: 08/25/05
Posts: 517
Loc: Buqamama
Originally Posted By: abedabuko
Uyazi unesi khathi soku dlala mfethu, yini ngawe, awu boni umhlaba uyaphi lamhlanje yini lento amatshona, amandebele, ama what what is narrow views.Africans are Africans that is it simple , uyathanda awu thandi uzofunda ukuthi abantu abanyama bayi muli inye, sikhathele ngezimpi nange zondo.

"Africans are Africans", I agree with you, however we are not one family; For instance, the 18th of April 1980 which brought Shona pple independence brought us (the Ndebele) unprecedented suffering in the hands of the former. NB:The type of suffering which was worse than what we went thru in the hands of Ian Smith a British. Therefore we have no reason to regard the Shona as brothers and sisters but foes who would prefer an ethnic cleansing of us the Ndebele.
Mentioning these and acting in their light is not an act of hatred nor a symptom of tribalism but they stand as historical facts which were done in a spirit that has been perpetuated even to this date and we have no reason to suppose that it will not continue into the future.
Resistance to these and claiming our rights, of course may lead to "izimpi", however if I may pose a question, "Esikwesaba empini is suffering and death, suppose we do not fight for our autonomy, are we sure we will not suffer nor die, in the past havent we suffered and died, and presently what's happening, are we not suffering"? Some of us are lucky to be alive, it is by chance lokusebenza kwenkosi, that we still exist otherwise ngokwecebo lika Mgabe bemele sibekogoqwanyawo.
Akekho ojabulela impi, ukuhlupheka lokufa, kodwa kusuke kuze ngoba nxa zonke kubheda.
Sibabonile abanye bethu uMngebe ebahlinza libalele ngesandla sakhe esiyigukura, Abanye asibanga lethuba lokubabeka kahle kodwa bebephoswa koma-mass and shallow graves okwezinja, asitholanga lexetsha lokuba khumbula (despite that yena uMgabe an African as he is just like us, has seen his own pple who died during the liberation struggle being remembered and commemorated to the extent of even arranging a trip to Chimoyo). Now that it is a death sentence and practically illegal to commemorate our own what shall we do, because forgeting is just impossible? My opinion is the best way to remember and commemorate our own is to continue fighting until the idiot is overcome.
Regarding a site that is purely Ndebele, if you find yourself usola lokho, limuka hlezi uyisibonelo sokunqoba kwesitha sona esifuna yonke into ephawula ubuNdebele ibe-illegal; bearing in mind that they have a mission to completely cleans us out as a Nation. Having been disintergrated and victimised kuyinto encomekayo ukuthi kube khona i-site ehlose ukuhlenga ukufa kwe-identity yethu. Ungamvumeli unembeza wakho ekutshela ukuthi uyona, instead ugajelwa yikwesaba ngoba wondlelwe embusweni wesitha lapho ubuNdebele bungamkeleki.
_________________________
>>Aspire to Inspire before you Expire<<

Top
Page 1 of 4 1 2 3 4 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert