Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 104 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 18 of 18 < 1 2 ... 16 17 18
Topic Options
Rate This Topic
#38756 - 06/23/08 12:29 PM Re: Brainless Xenophobic attackers ***** [Re: Afrikado]
nejana Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/15/08
Posts: 53
Loc: mzansi
kahle kahle uyazi nje ukuthi i debate yini, thats why i said lets cut it ngoba we just doing circles, we end up getting personal of which akuyona inhloso yegxoxo yethu. its not about holding on debate, its about progressive debating, hayi ulokhu usala ukuthi zulus were involved, divetting to stats, igcina indaba iphela umhluzi.
kanti wena kahle yini owaziyo ngoMthwakazi , washiseka kangaka, how do i engage with you ngendaba zikaMthwakazi, one problem again lana sikhuluma ngoMthwakazi, hayi izimbagwe yakho leyo.
akuyeke ukubadakanya endaweni ongena lwazi nazo, uyathanda ukugxumkela njengempukane, uthe ungena enkundleni wezwa kuphetha igama lamazulu, wahle wangena, typically mobpsych driven people.lalela mfana kithi indaba yoMthwakazi inde and needs its own people not mere sympathisers ezifana nawe nokunjalo nezakini ziningi, so you cant definately want to engage komthwakzi ngakini amabele ekhanywa lukhula.
buyela kini , they need your imput more than we do, obekusidibanisa kungathi kuphelile, maybe your stats will work on trying to find the rate at which immigrants occupy rdp houses,how immigrants are learning zulu due fear of being attacked, how many immigrants can pronounce zulu.
ngiyabonga ke Mfananja,mzobi,whatever mani,inkosi ibe nawe, ukhule ukhokhobe

Top
#38758 - 06/23/08 01:05 PM Re: Brainless Xenophobic attackers [Re: nejana]
Afrikado Offline
Mafikizolo

Registered: 06/12/08
Posts: 11
Loc: South Africa
Wena Nenjana ufuna umuntu ozokushayela izandla uma ukhwixa amafinyila ukhala ngamaZulu! Ngeke-ke ngikubukele mina you need a cold shower to wake up and see the sun!

"Typical mob psych driven people/which immigrants occupy rdp houses". There I hear those lines again equated with amaZulu. Once is a slip up, but now I see you for what you are a Zulu basher.

In that instance you are a lost case, and if it is the likes of you that are seeking to solve problems of your land I feel pity.



Edited by Afrikado (06/23/08 01:06 PM)

Top
#38760 - 06/23/08 01:21 PM Re: Brainless Xenophobic attackers [Re: Afrikado]
Mthakathi27 Offline
Nduna

Registered: 12/30/07
Posts: 323
Loc: Canada
Afrikado
Quote:
It is such sweeping baseless statements that fuel xenophobia nina bakaMthwakazi!

You have drivelled insults, nonsense and hate speech directed at amaZulu for reasons that seem just to you. However, such conduct cannot go unchallenged.

Angazi ukuthi yini ekwenza uzehlise kangaka, you must direct your vitriol to specific individuals not to Mthwakazi as a whole. Some of us are proud of our Zulu roots, we seek not to please or displease anyone about that, that is what we were, that is what we are and that is what we should forever be.
_________________________
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.

Top
#38762 - 06/23/08 01:51 PM Re: Brainless Xenophobic attackers [Re: Afrikado]
nejana Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/15/08
Posts: 53
Loc: mzansi
usashiseka namanje, Mr stats,now you cant calculate anymore.
i am not a zulu basher, inkinga angizwani nexiwi,inswelaboya, no matter who, if my own blood brother angenza into efana nale , angingeke ngimbuke nakancane.
so nawe yenza ngokunjalo, ungafumbathi ubugebenga ngoba benziwa ngumfowethu.
siyabonga ukuvakasha kwakho, kungathi inkosi ingaba nawe.

Top
#38763 - 06/23/08 02:07 PM Re: Brainless Xenophobic attackers [Re: Mthakathi27]
Afrikado Offline
Mafikizolo

Registered: 06/12/08
Posts: 11
Loc: South Africa
Yobe nina bakaMthwakazi esenginibhincise namahlongandlebe!

Top
#38766 - 06/23/08 03:34 PM Re: Brainless Xenophobic attackers [Re: nejana]
Skhotha Offline
Ngqwele

Registered: 01/16/08
Posts: 121
Loc: Empangeni
Nejana, ninjani mfowethu? Awu, kodwa sengenzeni usingithuka ngenhlamba enjena?
Mfowethu, ngoba ukhuluma nge-Iraq ne-America ukhuluma ngendaba engafani nakancane. Uhulumeni waseMelika wamemezela kwezwa umhlaba wonke ukuthi usuqala impi nezwe laseIraq. Isilo asikaze sithi akuxhoshwe izivakashi!
Usuzisholo ngokwakho ukuthi ayengewodwa amaZulu ekuxhosheni abantu. Angikaze ngiphike ukuthi akhona amaZulu ayekhona kuhlaselwa abantu. Into engiyiphikayo wukuthu isizwe sikaMageba asizifuni izivakashi emzansi. Akukaze kube yinto esiyaziyo leyo, ngiyizwe lana eNkundleni! Ngizwe ngabantu abafana nawe noKuzolunga ukuthi thina maZulu sihlasela abantu.
Kunomehluko, bhuti, phakathi kokuthi isigebengu esingumZulu nokuthi amaZulu ayizigebengu!
uMthwakazi awuncenge lutho kithi maZulu futhi nathi ayikho into, njengamaZulu, esiyifunayo kuMthwakazi. Kodwa inhlonipho yomuntu njengomuntu iyafuneka emhlabeni. Ukuthuka amaZulu akuzukusiza muntu ngoba kulimaza amazwe womabili kujabule izitha.
Khula mfowethu.
_________________________
iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!

Top
#38780 - 06/24/08 05:59 AM Re: Brainless Xenophobic attackers [Re: nejana]
Afrikado Offline
Mafikizolo

Registered: 06/12/08
Posts: 11
Loc: South Africa
Henceforth I will restrain myself from responding to your myopic childish, and stupid drivel. Talking to you ration and reason is like talking to Mugabe free and fair elections: you both have no capacity to comprehend such concepts.


Edited by Afrikado (06/24/08 06:00 AM)

Top
Page 18 of 18 < 1 2 ... 16 17 18

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert