Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 27 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 1 of 2 1 2 >
Topic Options
Rate This Topic
#38184 - 05/25/08 12:14 AM Senzeni?
Skhotha Offline
Ngqwele

Registered: 01/16/08
Posts: 121
Loc: Empangeni
Kwaze kwalukhuni emhlabeni, hawu! Kuhle ukukhuluma iqiniso njengomuntu esembona ngamehlo uMvelinqange. Ngikhula, angikaze ngizwe lutho ngezwe lakwaMthwakazi. Kwangithinta mhlazane ngithola ukuthi kusenabantu abahlukunyezwa kanje.
Nakhu engizibuza khona. Yini mina engingayenza ukuze ngiphose esivivaneni? If we look beyond the xenophobia issue where can the South African man in the street help in terms of ensuring democracy in Zimbabwe?
_________________________
iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!

Top
#38245 - 05/27/08 03:32 PM Re: Senzeni? [Re: Skhotha]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
sifuna i suicide bomber ezobulala itshabi elingumgabe, ungabe usincedile Skotha!

Top
#38257 - 05/28/08 09:27 AM Re: Senzeni? [Re: Skhotha]
vela29 Offline
Mafikizolo

Registered: 05/21/08
Posts: 4
Loc: SA- KZN-Pietermaritzburg
Mina ngibona engathi abantu bavale amehlo, for so long behlupheka but they still vote for Mugabe, its ridiculous. akukho okungenziwa as long as abantu bona baseZimbabwe realise they have had enough of whats goin on.
_________________________
a.ka. Mavelas umnsinsi wasesiMashwini

Top
#38261 - 05/28/08 03:21 PM Re: Senzeni? [Re: vela29]
MTHWENTWEHLABA1 Offline
Nduna
**

Registered: 02/12/08
Posts: 360
Loc: UG
Sabona mntakababa
Ngingazi noma kulabanye abavale amehlo.Kodwa enye into ekhona yikuthi umgabe lo ugangile. Abanye uyabethusela, sikhuluma nje bayatshaywa bayatotshwa kunzima, bayabulawa. Abanye ubanikeza amasaka emali, abanye njalo baphiwa impuphu lenhlanyelo emakhaya le.Those surrounding him are living in heaven on earth.
Phila kahle mina ngisaphilile.


Edited by MTHWENTWEHLABA1 (05/28/08 03:22 PM)
_________________________
HLABA-1-AT A TIME

Top
#38264 - 05/28/08 05:37 PM Re: Senzeni? [Re: vela29]
Skhotha Offline
Ngqwele

Registered: 01/16/08
Posts: 121
Loc: Empangeni
Mavelas,
Mfowethu, sometimes ukuba short and sweet leaves your train of thought in question. The way you have expressed yourself might be misunderstood by some.
Kuzoba sengathi uthi wena abantu baseZim bazifake bona kulenkinga ngoba beqhubeka nokuvotela umkhulu uBob. Ngazukuthi wena uthi bayasphotha ukuthi basenkingeni.
Sonke siyazi ukuthi umkhulu uBob wenzani ngapha kwamakhelwane. Siyababona kumabonakude abantu besutha induku. Yena umalum' uTswangirayi nezakhe kukaningi sibona bethelwe isibhaxhu bemabokoboko. Saphinda sabona umkhulu ephikisa izibalo ekhuluma nge-run off vote kungaka pheli nokubala. Nokunye ebesikuzwa ngamahemuhemu mayelana nokuvota kwezipoki. USOMAQHINGA UMKHULU UBOB!!! Ungasho wena esethi izitolo azehlise amanani!
Something that comes to mind is how other oppressors have tried to lie to the world. Remember that the apartheid panderers would use verses of the bible to justify apartheid. Then they told the world that the brain of the black man was inadequate and that Bantu education was for our benefit. Don't get me started about the colonialist who made it seem as if they were doing Africa a favour at their expense meanwhile they were stripping it bare.
Ngiyazi ukuthi wena mkhaya angeke uthi iZim iyamthanda umkhulu uBob.
Ngiyaphinda ngiyabuza njengomakhelwane womfazi oshawa yindoda, senze ini? Sesibonile ngowethu ubaba ukuthi ukuthula akusizi.
_________________________
iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!

Top
#38292 - 05/29/08 01:47 PM Re: Senzeni? [Re: Skhotha]
vela29 Offline
Mafikizolo

Registered: 05/21/08
Posts: 4
Loc: SA- KZN-Pietermaritzburg
Uyihlabe khona mfowethu, mina dade ngingemude ngimfishane nje ngisasho belu kodwa lona ukhetho belukhululekile, umuntu eyedwa ebhokisini ubengekho uMugabe 2 c who we vote for, nathi bantu kwesinye isikhathi singamagwala we dont want 2 risk, ishilo belu enye indoda apha eNkundleni ukuthi "If u dont take risk, ul know nothing, y wont have anything, you r nothing" so kwenye inkathi nathi bantu kumele sizilwelile ukuze siphumelele, kumele sibhukule sihlangane sisho ukuthi kwanele. i think abantu baseZim abahlangene and in that way dont want to take a stand 2 fight this man, thina bamazwe angaphandle sizolekelela kanjani uma sona isizwe sisonke singaboni ukuthi kwanele.
_________________________
a.ka. Mavelas umnsinsi wasesiMashwini

Top
#38294 - 05/29/08 03:32 PM Re: Senzeni? [Re: vela29]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
londoda okuthiwa ngumgabe uhlakaniphile kakhulu, uma ungabheka iHistory yeZanu pf, lomgabe waqala engumfana nje kulenhlanganiso kodwa ngenxa yokukhalipha kwakhe lobugebungu bakhe wanyuka wacina esengumongameli walephathi. njalo wasebenzisa iAfrican politics (tribal politics) to his advantage, komgodoyi angithi sonke siyazi ukuthi kugcwele abetshabe njalo bebevotela omunye wabo noma kanjani. into ziqale manje ukuthi ziyajika ngoba uswayini ubesebulele umkonomi wakwamgodoyi, yikho phela nabo abetshabe abasalifuni ixhegu leli lasezizweni. ukhumbule futhi ukuthi lomuntu ulamacala amaningi kakhulu, kade vele eganga ebula ama political opponents akhe njalo wanze i genocide esizweni sakwaMthwakazi. yikho phela uyazi uma engaphuma embusweni kungaphela ngaye. thats why he is hanging on to pwer, he has seen what has happened to the Charles Taylors, Slobodan Milosovic's of this world. Recently, the tyrant from Ethopia has been sentenced to death for his crimes against humanity. so madoda kuyanyiwa yikho leyanja engurobathi ingasoze ivume nje ukuphuma without a fight. dont for a second think ukuthi abantu bayamuthanda urobathi, but he is using terror to stay in power. as umfowethu said, uyabatshaya abantu into submission and some they vote for him out of fear. however there is still a lot of them who still love the guy. ukuphendula umbuzo wakho Skhotha , kumele uhulumende wasemzansi afake i pressure on the gvt yase Zimbabwe ukuze kube nama free and fair elections and not support the bastard. if that can be achieved i promise you the guy will be history....

Top
#38316 - 05/30/08 09:20 PM Re: Senzeni? [Re: bongani]
Skhotha Offline
Ngqwele

Registered: 01/16/08
Posts: 121
Loc: Empangeni
Baba,
Ngiyasola ukuthi lokhu othi kudingakala eZim akusoze kwenzeka ngenxa ye-quite diplomacy. Ngelinye ilanga kukhona abazosho ukuthi yinile eyenza umongameli wam' angafuni ukuyingena eyakwamakhelwane.
_________________________
iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!

Top
#38381 - 06/04/08 03:20 PM Re: Senzeni? [Re: Skhotha]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
inzima yona indaba yakhona kodwa sizokwenzani ngoba history tells us that most tyrants have been uprooted via violent means (rebellion). manje abantu bayesaba ukuyolwisana lenja engurobathi bafuna imisebenzi ukuze imuli zabo zingalambi. kunzima madoda kodwa ngithemba kuzolunga , kuzolunga one day, kwaze kwasho ilema elinguMzekezeke!!!

Top
#38390 - 06/05/08 07:36 AM Re: Senzeni? [Re: bongani]
Muziesta Offline
Mafikizolo

Registered: 05/20/08
Posts: 42
Loc: Sasolburg
Please forgive me for my comments and I do not condone what Mugabe is doing.

I want us to look at this thing yase Zim ngelinye iso, why is Mugabe saying that Zim will not be a colony again. I believe what the old man is doing is protecting Zim from disgised colonism. MDC is backed by Britain and USA, they want to get piece of the py in Zim. Mugabe is old and maybe his tacticks are not good but watch the power from a Black might not be taken back. Maybe I speek this because I'm not from Zim, but i believe that Mugabe is protecting what people fought for. and like I said I'm not condoning what he is doing.
_________________________
Hope is not a strategy

Top
Page 1 of 2 1 2 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert