Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 21 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 6 of 6 < 1 2 3 4 5 6
Topic Options
Rate This Topic
#37097 - 04/01/08 10:16 AM Re: THE REASONS WHY I RESPECT DABENGWA [Re: abafokazi]
lvovo Offline
Ngqwele

Registered: 02/21/08
Posts: 163
Loc: KZN
Dumiso Dabengwa effect

The Dumiso Dabengwa effect swept through MatLand. Just check at the voting trends of all the ZAPU strongholds and see. The guy still has what it takes. I give him enough respect.
_________________________
Novus Ordo Seclorum

Top
#37098 - 04/01/08 10:24 AM Re: THE REASONS WHY I RESPECT DABENGWA [Re: abafokazi]
lvovo Offline
Ngqwele

Registered: 02/21/08
Posts: 163
Loc: KZN
Dumiso Dabengwa effect

The Dumiso Dabengwa effect swept through MatLand. Just check at the voting trends of all the ZAPU strongholds and see. The guy still has what it takes. I give him enough respect.
_________________________
Novus Ordo Seclorum

Top
#37105 - 04/01/08 12:16 PM Re: THE REASONS WHY I RESPECT DABENGWA [Re: lvovo]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Ja uDabengwa uzamile ngempela. I saw him kwi BBC documentary on Sunday & was proud of his earnest & matter of fact attitude nge simo sezwe. He has put a front & a position that sought to put Mgots down. A front that even Jacob Zuma was proud & pleasantly surprised of - evidenced by his sentiments on SABC 1 tv news ngoLwesihlanu last week.

U-Dabengwa aka fani nama cyberspace secessionists who clammer for a pie in the sky. Archair specialists who specialise in hoodwinking abantu base Matebeleland, bethi they must boycott these 2008 elections. This is tantamount to voting Mgots. In fact, kuse ngenzeka yisandla soMgodoyi lesi. Or else they're these parochial pseudo asylum seekers who thrive on having Mgots rule forever ukuze bona onkabi banga suswa koNgilandi - bayiswe back ezweni labantu as soon as Mgots is defeated!


Truth is, a tribalist agenda is the last thing that's needed njenga manje. This is the time when people of all stripes must unite & force out Mgots ukuze izwe libuyele esimweni esi cacile. Lokho okwe secession will come later, post-Mgots, when the bread & butter issues have been tackled & all people have reclaimed their humanity from uku cakafulwa wuMgots!

Shamase Nkwali yenkosi
Umicondo yegusha
U-jacket lika 3 years!
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#37115 - 04/01/08 10:38 PM Re: THE REASONS WHY I RESPECT DABENGWA [Re: Muntongenakudla]
Mnewethu Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/18/07
Posts: 66
Loc: uk
Ongenakudla hatshi uyibeke kahle indaba yakho njalo wayisekela langemcijo yakhona mina ngivumelana lawe. Abantu basuke balibale ukuthi into enza besabe ukubiselwa ekhaya uma besemazweni yiso isimo esibangelwe nguye uMgots lowo abangasafuni asuke kanti ke lapha emazweni kahlekahle akulampilo. Esimele sikubhekele yikuthi nxa uMgots engaphuma loba engakhahlela ibhakede mhlawumbe isimo somkhonomi singabangcono abantu baqale ukusebenzela ekhaya njengasekuqaleni sizibuyelele ngoba phela there is no better place than home.
Ngokuza emazweni there is a lot that people have sacrificed. Many people were forced by the situation to leave their loved ones bachithekelwa yimizi abanye balahla ama plans abo konke lokhu kubangelwa yisimo semali yelizwe. Kodwa vele khona siyaze silihlale nini elethi ilizwe madoda sikhathele ngokubizwa makhalanga,makwerekwere,ma asylum seekers,ma illegal immigrants lawo wonke nje amagama abhedayo.

Top
#38337 - 05/31/08 08:25 PM Re: THE REASONS WHY I RESPECT DABENGWA [Re: abafokazi]
BATHWALIBOPHAHLA Offline
Sakhamuzi

Registered: 03/27/08
Posts: 88
Loc: UK

Quote:
simba makoni and DD left zanu pf because they wanted to save their polical career they knew that if they stayed in zanu there was a possibility that they would loose. Basidla i dusty lababantu


Limqaphele ke lu Makoni wenu. On the 29 March 2008 ubevotelwa as a presidential candidate waluza on the 29 May 2008 (ma ngingaphosisi) he is reported by Studio 7 etshela amareportes ukuthi iZimbabwe ayikho ready for ipresidential elections kakwenziwe iGNU njalo kungazekulindwe until 5 years kuvotwe kahle. 5 YEARS !!! phezu kokuhlupheka kangaka kwamaZimbabwean is it fair ukuti kulindwe yena aze azilolonge adequately for leyo presidency at the expence of uzulu ontulayo.U Makoni is now a liability to those abazisondenza kuye.He will hold you to ransom ngiyalitshela until athole ipresidency, he has seen it all and done it all, yisifundiswa futhi, into nje oseylindele yi highest post noma kanjani and uzimisele.

Top
#38353 - 06/02/08 09:37 AM Re: THE REASONS WHY I RESPECT DABENGWA [Re: Muntongenakudla]
nejana Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/15/08
Posts: 53
Loc: mzansi
muntongenakudla, nami ngilambile mfethu
waze wayibeka, kodwa khona abantu bazimisele yini ukubuyela ekhaya uma kungenzeke iphume noma ife lenja. i dont think so especially those guys overseas, uma kungenzeka , uqueen uyabakhupha ngeshova.phela uMgabe lo okuvikwa ngaye uyabe esengaseko esithubeni, zilungiseleni madoda labo sisi.
fun enough is that even nengane zama ministers are assylum seekers, how appropriate is that. i feel sorry for the realy assylum seekers.


Top
#38369 - 06/03/08 05:36 PM Re: THE REASONS WHY I RESPECT DABENGWA [Re: nejana]
duze Offline
Sikhulu

Registered: 03/16/08
Posts: 299
Loc: uk
Nejana mfo kunjani? mfo ngithukuthele ngiganunwabu mfo. inkulumo yokuthi ma kungenzeka umgabe mbeki ashone noma ahlulwe kukhona abangeke basebuyela emakhaya. kusho umuntongenakudla nawe Nejana uvumelana naye. madoda lalelani la. iszwe sikaMthwakazi sigcwele everywere because sihlukunyeziwe. asizithandeli. nenziwayini nithi sinjenje ngoba sithanda ukuhlala emazweni? nikuthathaphi lokho? for your own information sasuka because sibulawa, sivalelwe yonke indlela yokusebenza, sihlukunyezwa ngama cio, police everything. sithi sifundile siphasile kodwa singayindawo.

sisuswe ngamatshona athi angakubona uliNdebele uhamba ngemoto enhle umiswe ukhuthuzwe, ufunwe lokhu nalokhuya. konke lokhu kwenzelwa ukukuhlukumeza ngoba uliNdebele. kwelezibambwe thina Mthwakazi asinampilo. asinalo ikusasa. asisawathembi amatshona. ukuthi kukhushwa umgabe kufakwa elinye itshona kusincedangani thina Mthwakazi?

masinikezwe ilungelo lokuzibusa singuMthwakazi ubone ukuthi bangaki abakwaMthwakazi abazosala ekudingisweni? futhi nje thina Mthwakazi siyawahlonipha amalungelo oluntu. like the freedom of association. if umuntu engasafunu ukubuyela emuva uyazi wenziwa yini ? ungaveli umgcone uthi akenze lokhu okufunwa nguwena.

okusalayo silana nje kungesintando yethu. sifisa kabikabi ukuyohlala emakhaya. ingane zethu zikhula kabi kabi kube kukhona abantu abafana nomumntongenakudla abasibiza ngama ceasationist who dream of a pie in the sky. he can say that but thina we will better die dreaming than die hapless in the hands of the tshona. wi will dream on with the hope that some dreams do come true.


Edited by duze (06/03/08 05:41 PM)

Top
#38370 - 06/03/08 06:08 PM Re: THE REASONS WHY I RESPECT DABENGWA [Re: duze]
makhokhoba Offline
Sakhamuzi

Registered: 04/14/08
Posts: 63
Loc: Old location
I support and respect your point, In Zimbabwe as long as you are a Ndebele you will never progress to the next level, engingayibiza ngokuthi yiglass ceiling ngesilungu. We see the opportunitys in life but will never attain them. Better for us sibe laye owethu umthwakazi so we can uttilise the chances we get in our society.Or kanjani.

Top
#38632 - 06/17/08 03:03 AM Re: THE REASONS WHY I RESPECT DABENGWA [Re: abafokazi]
cabucabu Offline
Sakhamuzi

Registered: 07/22/07
Posts: 89
Loc: Dallas
http://www.thezimbabwestandard.com/index.php?option=com_content&view=article&id=18351:dabengwa-backs-tsvangirai-&catid=31:zimbabwe-stories&Itemid=66

Top
Page 6 of 6 < 1 2 3 4 5 6

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert