Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 17 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 2 of 3 < 1 2 3 >
Topic Options
Rate This Topic
#39185 - 07/22/08 02:34 PM Re: NGUBANI OWAYEKHONA [Re: Bullet_Success]
samajazz24 Offline
Mafikizolo

Registered: 07/21/08
Posts: 1
Loc: london,united kingdom
lisayikhumbula mhla sidliwa yi-aces 3-1 emagumeni,sokusele ama 5mins umasawi wabethela ezintathu umdlalo vele usuphelile...dat remains da most memorable comeback,

Top
#39187 - 07/22/08 03:12 PM Re: NGUBANI OWAYEKHONA [Re: samajazz24]
Bullet_Success Offline
Mafikizolo

Registered: 07/14/08
Posts: 44
Loc: Manxeleni
samajazz24
Lelo langa ngilikhumbula kakhulu ngoba kwakulilanga lokuqala lokuhamaba labafana bami eBF ukuthi bayebona iteam team.

Ukhuluma nge 3-1, uyakhohlwa ukuthi iAces yahlohla kwaba yin 4-1 yadabula amanet uref lo linemans wakhe ababonanga nex, thina eSoweto sayibona mhlophe leyo score and yikho okwavusa amasupporters salivusa iqembu lethu, not izinkwa lezi ezidlala these days.

Nge day ye Young Africans ye Tanzania ke, okwangena kufafaza imithi eBF abafana bahle balahleka.

OMethembe kumele bake bavalele abafana laba abakhona these days for the whole week bebabukelisa all the games ze 4 years sibusa maybe they might be syked up


Edited by Bullet_Success (07/22/08 03:13 PM)
_________________________
KUZOLUNGA

Top
#39192 - 07/22/08 03:28 PM Re: NGUBANI OWAYEKHONA [Re: Bullet_Success]
bongani Offline
Sikhulu

Registered: 10/10/03
Posts: 200
Loc: Afrika
kanti iqembu lizanqoba kanjani sekudlala amaswina wodwa... Lawe Jazhi kanti yindaba uthanda amaswina kangaka uze ubhale amagama esiswina in bold ... uzamani wena khandalakho!

Top
#39206 - 07/23/08 12:30 PM Re: NGUBANI OWAYEKHONA [Re: bongani]
Bullet_Success Offline
Mafikizolo

Registered: 07/14/08
Posts: 44
Loc: Manxeleni
For as long as I can remember iBosso has always had amaplayers from all walks of life and siyisapota injalo kodwa sibathethisa lawo ma players still, sasingakhali uma u Amon Chimbalanga or oKapini elimele but tell them off ma bedlala.

Anyway, just on the other side of the coin, the bad days. Everytime ma sasidliwa yi dezanu or i amazulu it really used to get to me especially ma kuse BF, but i day engenyanya khona to the last is the day sidrowa le Green Buffaloes, the reason being kwakusithi kungahlohlwa kukhalale kuyezihlalela ebhentshini lakho uref akuncenge kungahlohla same thing, inkani okwakulayo lokhuyana okuyi team angisoze ngakukhohlwa
_________________________
KUZOLUNGA

Top
#39227 - 07/24/08 04:51 PM Re: NGUBANI OWAYEKHONA [Re: bongani]
mphakathi Offline
Mafikizolo

Registered: 01/21/08
Posts: 49
Loc: south africa
Sekudlala abetshabi kuBosso, limqhotho lelo, isizatho sisegcekeni, akula madoda esindebeleni, ngoba labo esikhangelele ukuba yiwo amadoda esintwini awazali. Nxalizala ikuphi inzalo yenu? ngasiyayibona emaqenjini anjenge Bosso.

Uzwa abazali bekhuthaza bethi, "qala usebenze mfana wami, ubude abuphangwa". okutshabalalayo yisizwe. Okwesatshwayo lilobolo. Ubuphukuphuku obunganani?

Esitshoneni umfana engamithisa uyalotsholelwa, lisiko elalikhona ngitsho lakumthwakazi lelo. Kumgceke ukuba ukukhula komuntu kuyaqala umuntu lowo engakatholi lutho empilweni. yikho ekadeni ijaha belithatha lilokhu lingekhaya lithi selitshayelwa ihlahla mhlawumbe sokulengane lengane.

zalani bantu besintwini, yikho ukuthu iBosso ithole amaplayers njalo liyobelilondoloza ilifa lenu!!!

Top
#39257 - 07/26/08 09:37 AM Re: NGUBANI OWAYEKHONA [Re: mphakathi]
Vodloza_baba Offline
Mafikizolo

Registered: 03/13/08
Posts: 34
Loc: South Africa
Itshona litshona madoda ukungabantu lokhu kulenhliziyo ezimbi kakhulu, we are now economic refugees ngenxa yabo and banjempethu ethi ingangena enyameni yonke iyabola, that is exactly what they have done to our beloved team. Khumbulani bakwethu ukuthi iBosso leyi yiyo yodwa into ekade sisele layo engeyethu ebesihlangana khona ngensonto emini emagumeni kube mnandi uzizwe ungumuntu wakoMthwakazi impela ngoba kuyagiywa kuyaxoxwa ngesintu sethu singavoxwanga. Kwakukuhle bakwethu manje nanzi imvukuzane sezisiphuca yena leyo nto engeyethu. Kuthiweni bantu bakithi.
_________________________
OkaVodlodloza,UMaqhoba, UJamela, iSilo, inkosi yendle ebhonga emahlathini kuthithibale izidalwa zonke.

Top
#39263 - 07/26/08 10:48 PM Re: NGUBANI OWAYEKHONA [Re: mphakathi]
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1399
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

U MPHAKATHI is serious especialy ngezokuzala. hk hk hk hk.

Ngake ngaphikisana labangane lapha ngendaba zesithembu. Mina ngithi asizalenini zihlobo, sizale amaqhawe, kuzo zonke izinto, ikakhulu abazaphakamisa i BOSSO.

Li Zwangendaba.

Top
#40634 - 10/17/08 12:51 PM Re: NGUBANI OWAYEKHONA [Re: Bullet_Success]
nkunzemnyama Offline
Mafikizolo

Registered: 10/17/05
Posts: 6
Loc: Kwandongaziyaduma
Eish!!!! Lel'ya langa lel'ya!! Ele Sable de Batie! Ngangihleli lapha eSoweto ngidakwe yiChateau ngingazazi. Ngisakhumbula kodwa ukuthi imatch beyimnandi kakhulu. Ngempela uZemura ubetshisa umfanakithi.

Top
#40636 - 10/17/08 03:22 PM Re: NGUBANI OWAYEKHONA [Re: nkunzemnyama]
Nomcondo Offline
Mafikizolo

Registered: 02/20/08
Posts: 8
Loc: UK
Ngiyalizwa bo baba, liyabuza ukuthi ngubani owayekhona. Mina ngithi wayekhona uMbiko kaMadlenya, uLobhengula,uMzilikazi, uGundwane, lawo wonke amabutho abevikela isizwe.

Namhla umbuzo ofaneleyo ngothi; "Ngubani Okhona?" Uphenduleni bo baba.

Oh safa saphela isizwe sakithi.....yekelani ngithule mina ngoba nxangikhuluma kuthiwa ngazini mina ngingu mfazi.

Top
#40722 - 10/25/08 04:32 PM Re: NGUBANI OWAYEKHONA [Re: Nomcondo]
sthutha Offline
Nduna

Registered: 05/08/03
Posts: 304
Zwngendaba,

Uyabona kule indaba yoku zalana utshaya ekhaleni mfowethu.Thina abohlanga ukuzala siyakuthikaza kakhulu kukanti yisenzo esisetshenziswa ngabafo ekusi cindezeleni.

Yebo ngiyazi ngumsebenzi omkhulu ukumzala umuntu loku mkhulisa kodwa phela yikho ukudala kuka nkulunkulu. Bona ama Asians ukuthi benzani.

Top
Page 2 of 3 < 1 2 3 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert