Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 3 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 2 of 8 < 1 2 3 4 5 6 7 8 >
Topic Options
Rate This Topic
#39975 - 09/11/08 06:35 AM Re: Launching UK Mzilikazi Day Celebrations... [Re: Muntongenakudla]
duze Offline
Sikhulu

Registered: 03/16/08
Posts: 299
Loc: uk
muntongenakudla, ngempela unjani? abantu bazenzela into yabo enhle uyeza wena uzofaka ibhadi. ofr your own record, we , the Ndebeles fought the whites. that was it. finished. uyayazi induku? kulisiko lethu lelo lapha izinsizwa zizwana mandla ngenduku. umuntu angawela phansi akasathintwa. kuphelela lapho.makuqedwa kuyiwako phuzwa abaphuzayo. kuphelile. sinjalo ke thina.so the whites are ok with us. we dont hate them. why should we? its over with us. we are not like thetshona who will kill because they are misinformed about events tha took place 100 years back. shame.

lababantu benza okwabo okungahlangene nepolitiki. so uhlatshwa yini. siyaya sobesikhona thina inkunzi emnyama inkomo edla yodwa. nayo isehla entabeni iya eLondon.

Top
#39977 - 09/11/08 07:01 AM Re: Launching UK Mzilikazi Day Celebrations... [Re: duze]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Strange that you're eager to forgive & nut hug these monster pig skinned goons - the original authors & instigators of your nation's alleged current sordid situation. Given the realities of history, the UK should be the last place on earth to host any authentic Mntungwa kaMbulazi celebration. The only plausible explanation why it has suddenly become the 1st choice is: unscrupulous characters have hijacked it ukuze bathole into yokuthenga. Ububha, ubuvila noku phelelwa unembeza kwa some Ndebele guys knows no boundaries. Abantu seba gcwala ubugcwelegcwele too much - abasa lesabi ihlazo nokuzilayo uma ngabe bebona ithuba lokwenza inkece.
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#39979 - 09/11/08 07:48 AM Re: Launching UK Mzilikazi Day Celebrations... [Re: Muntongenakudla]
mpumelelo101 Offline
Ngqwele
*

Registered: 06/14/08
Posts: 170
Loc: durban, south africa.
ubufuna bayenzele ngaphi? esalisbury/egwelo/emtubatuba/anseleni/ emkuze/kwanongoma/kwadukuza/egingindlovu/empangeni/emanzimtoti?when bona base UK? abantu should celebrate WHEREVER they are. abase UK e UK,abakwaZulu eThekwini, abaseBotswana, eGabs etc. a venue has nothing to do with "unscrupulous characters","oro unembeza"
_________________________
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!

Top
#39981 - 09/11/08 08:24 AM Re: Launching UK Mzilikazi Day Celebrations... [Re: mpumelelo101]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
The UK hosting of this alleged Mzilikazi day is tantamount to Orania purpotedly hosting Biko day. Oil & water. Issue is, the real agenda of these "hosts" is to milk the fascinated belungu of their money. These "hosts" will likely source funding under the masquerade kaMntungwa, charge an entry fee, sell some fake artifacts, present distorted & fabricated stories ngoNdlunkulu, pocket yonke inyuku & get away with it. Bafuna nje ukuthi execute the whole thing with the finesse of a mugging - lining amapokoto abo whilst totally disregarding the realities of loko amaNgisi akwenzile izolo kubantu bakaMntungwa.
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#39982 - 09/11/08 08:30 AM Re: Launching UK Mzilikazi Day Celebrations... [Re: Muntongenakudla]
Igagu Offline
Mafikizolo

Registered: 08/31/08
Posts: 21
Loc: UK
MaNdebele, lingamnaki lo Ongelakudla, uvele ujwayele ukusola yonke imizamo yethu sonke isikhathi. Lo mkhosi awuna mbhadalo,wozani nje nabantwana sizo dansa sijabule.

Muntuongelakudala, the UK is namhlanje 'home' to thousands of Ndebele peoples so ku right ukuthi siqoqane, sibuthane kanje under a cultural umbrella. Asisoze sathula, sacatsha nje njengawe lapho eMzansi, thina la sophuma sibatshele ukuthi singamaNdebele njalo sikhona.

The Ndebele nation namhlanje belongs to all of us hayi indlu eyodwa nje. Wozani, limyeke lo ohlanyayo ayethola amaphilisi wakhe ngokuthula.

Vuselela Ubuntu!
_________________________
Dedicated to the Social and Cultural Revival of the Ndebele Peoples!

Top
#39985 - 09/11/08 09:32 AM Re: Launching UK Mzilikazi Day Celebrations... [Re: Igagu]
Muntongenakudla Offline
Ndunankulu

Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
Your rally call as you lash at me is typical of lento engiyi beke ngenhla. Uthuswe yiloko ukuthi sengiku phuca isinkwa emlonyeni. Wazini ngoMntungwa kaMbulazi wena except inzwabethi? Truth is, your interest in this alleged Mzilikazi Day is solely & purely self-interest. Yindlela osophe ukudla ngayo kwaphela wena ndodamfino. Anyway, desperation knows no boundaries - awu wedwa, maningi amaNdebele adla ngale opportunistic way yakho lena. Suffice to say that izwe liyani buka ngobu gcwelegcwele benu.
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

Top
#39986 - 09/11/08 10:12 AM Re: Launching UK Mzilikazi Day Celebrations... [Re: Igagu]
Thembani_Dube Offline
Mafikizolo

Registered: 05/16/08
Posts: 11
Loc: UK
Hawu sekuloMkhosi weSilo khona enzikini yabondlebe zikhanya ilanga ababethi sebeqedelane lembubhiso yesiZwe sikaMzilikazi ngokugadla iSilo esinguLobengula?

Awu kwakuhle lokhu. This is indeed the revival of a nation on its knees. Kwenzeka lokhu phezu kwentathel' zindaba lapho zithi abomdeni ekhaya bathe gwaqa babayinkatha bakubeka obala ukuthi iSilo kasivuselelwe.

I will be there with my family and friends. Ngeke sikhuthe uMkhosi onje. Okuhle kuyabukwa.
_________________________
Thembani Dube
Director of Programmes
MAGGEMM
PO BOX 1870
Croydon
CR9 2FF
UK

Phone:07889422695

dubet@maggemm.org

Ayipheli Ngekiphele Lendaba!

Top
#39987 - 09/11/08 10:59 AM Re: Launching UK Mzilikazi Day Celebrations... [Re: Muntongenakudla]
Igagu Offline
Mafikizolo

Registered: 08/31/08
Posts: 21
Loc: UK
Originally Posted By: Muntongenakudla
Your rally call as you lash at me is typical of lento engiyi beke ngenhla. Uthuswe yiloko ukuthi sengiku phuca isinkwa emlonyeni. Wazini ngoMntungwa kaMbulazi wena except inzwabethi? Truth is, your interest in this alleged Mzilikazi Day is solely & purely self-interest. Yindlela osophe ukudla ngayo kwaphela wena ndodamfino. Anyway, desperation knows no boundaries - awu wedwa, maningi amaNdebele adla ngale opportunistic way yakho lena. Suffice to say that izwe liyani buka ngobu gcwelegcwele benu.


Sebengitshelile ngawe, sengizwile ukuthi ujwayele lento oyenza la manje. Ngiphinde futhi, akukho mbhadalo, ntengo for umkhosi lo, it's all mahala for our community la.

Please Muntuongelakudla, yeka le propaganda le misinformation campaign yakho.

Vuselela Ubuntu!
_________________________
Dedicated to the Social and Cultural Revival of the Ndebele Peoples!

Top
#39990 - 09/11/08 12:13 PM Re: Launching UK Mzilikazi Day Celebrations... [Re: duze]
Majays Offline
Mafikizolo

Registered: 04/07/08
Posts: 8
Loc: Gaborone, Botswana
Hatshi Duze u Nomceba wayengathi GOODMAN wayethi BIG MAN bye bye, wayetsho u Elias Mange Ndebele jahelihle.
_________________________
majays

Top
#40016 - 09/12/08 11:04 AM Re: Launching UK Mzilikazi Day Celebrations... [Re: Majays]
Igagu Offline
Mafikizolo

Registered: 08/31/08
Posts: 21
Loc: UK
Bakwethu, kufunakala ama comedian, dancers, entertainers etc for umkhosi lo. This will be a day to showcase italenta lakithi so if uphiwe italenta, woza uzosibonisa lona.

We want to involve the audience so anyone can come onto stage enze into yakhe.


Vuselela Ubuntu!
_________________________
Dedicated to the Social and Cultural Revival of the Ndebele Peoples!

Top
Page 2 of 8 < 1 2 3 4 5 6 7 8 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert