Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 3 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 2 of 4 < 1 2 3 4 >
Topic Options
Rate This Topic
#40570 - 10/14/08 10:15 AM Re: pliz translate this, or else ngiza diphothwa!! [Re: mpumelelo101]
Madlenya Offline
Ngqwele

Registered: 01/19/05
Posts: 195
Loc: KwelikaMjoji
Mpume
Uma ungathi inkomo zikababa, amaZulu ayakuzwa ukuthi uthini ngoba kuyisiZulu lokhu, uyaphazama uma uthi "izinkomo za baba" kuthiwa "izinkomo zobaba".

Top
#40571 - 10/14/08 10:22 AM Re: pliz translate this, or else ngiza diphothwa!! [Re: mg_d]
Madlenya Offline
Ngqwele

Registered: 01/19/05
Posts: 195
Loc: KwelikaMjoji
Musa ukulahlekisa nokudukisa abantu, kumqoka ukuthi basifunde isiZulu, njalo uma usifundile ngendlela eqondile uyakwazi ukuphepha emapoyiseni. Kodwa ngaphezu kwalokhu sizokhumbula ukuthi isTshona sesamane saxutshwa nolimi lwethu, yikho uma kumele sizikhulule ekugqilazweni ngokwesiko nangokolimi kufanele sithuthukise isiNdebele ngolimi lwesiZulu.

Top
#40576 - 10/14/08 06:27 PM Re: pliz translate this, or else ngiza diphothwa!!! [Re: dubelamadube]
Skhotha Offline
Ngqwele

Registered: 01/16/08
Posts: 121
Loc: Empangeni
Baba Dube,
Inhloso yakho nale-translation yini?
Uthanda ukuthi lamagama abafowethu nodade bawatolikele kuluphi ulimi?
Ngabe mhlawumbe uzimisele ngokuthi sikwelekelele ukuthi wephule umthetho na?
_________________________
iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!

Top
#40580 - 10/14/08 09:51 PM Re: pliz translate this, or else ngiza diphothwa!!! [Re: libha]
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1399
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

Lapha uchasisile kamhlophe Libha.

Li Zwangendaba.

Top
#40594 - 10/15/08 11:31 AM Re: pliz translate this, or else ngiza diphothwa!!! [Re: Skhotha]
dubelamadube Offline
Mafikizolo

Registered: 08/31/08
Posts: 21
Loc: gibixhegu
Originally Posted By: Skhotha
Baba Dube,
Inhloso yakho nale-translation yini?
Ngabe mhlawumbe uzimisele ngokuthi sikwelekelele ukuthi wephule umthetho na?

umhlolo enkundleni!!!sekuphenywa nxa umuntu efuna ukulolonga isizulu? sokuyikuphula umthetho uma umuntu efuna ukufunda isizulu?
ingaba yini inhloso yokufuna ukwazi ukukhuluma isizulu ngaphandle kokufuna uku communicator kahle labantu abasizwisisayo?

if ukhuluma ngoku"diphothwa", angifuni kuzibambisa ngamapholisa "linguistically" because ngehluleke ukukhuluma ulimi olu"south african" by using words such as "ezika", iframatshina,ukhulu,sengi-instead of (sengika-), inyembezi(izinyembezi), i castle(i khasela), phansi/downside(ezansi) etc!!! i discovered ukuthi spoken zulu is no way near spoken ndebele ngoba amagama amanengi awesindebele are spoken "khalanga-lly" hence one has to adapt!!


Edited by dubelamadube (10/15/08 11:32 AM)
_________________________
topela tobona

Top
#40595 - 10/15/08 11:47 AM Re: pliz translate this, or else ngiza diphothwa!! [Re: Madlenya]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 155
Loc: south africa
angimlahlekisi
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#40596 - 10/15/08 11:56 AM Re: pliz translate this, or else ngiza diphothwa!! [Re: Madlenya]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 155
Loc: south africa
angimlahlekisi ngitsho mfowethu ngimtshela into eyiyo ngempela thina sizikhulumela sona isindebele lesi la esihamba khona ngile more than five years ngingakaze ngibotshwe ngoba ngingasazi isizulu kumanje angisazi kodwa ngisase goli lamnje and ngisazohlala another more years of course a few words angazifunda for communication with other people not ukuthi angaderpotwa that is out baba baningi bebotshwa besikhuluma leso sizulu beze basiqamule bethi bazama ukubalekela amapholisa.FOR COMMUNICATION I AGREE HE CAN LEARN A FEW WORDS BUT NOT FOR AVOIDING DEPORTATION OR BEING ARRESTED FOR ID.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#40598 - 10/15/08 12:20 PM Re: pliz translate this, or else ngiza diphothwa!!! [Re: dubelamadube]
Sibakhulule Offline
Mafikizolo

Registered: 08/07/08
Posts: 13
Loc: South Africa
Khumbula mfowethu ukuthi umlilo uyavutha ngapha egoli awubhebhi. Bangakhuz' imihlol' abantu!

I believe one has to learn to adapt and adjust to the evironment akuyo. Its not about learning isiZulu but its about communicating kahle with people. Dont you think as uMthwakazi we are lucky ngoba siyazi about these many different dialects of the Nguni language. You will never get lost no matter where you go within isizwe samaNguni sonkana. UmZulu will, for example, get confused if engafika kithi ePlumtree azwe sisithi umlilo uyabhebha!
I personally feel ukuthi isiNdebele is a very rich language and as uMthwakazi we are better placed to understand all other Nguni dialects than any other tribe in southern Africa!

Top
#40603 - 10/15/08 02:18 PM Re: pliz translate this, or else ngiza diphothwa!! [Re: mg_d]
mpumelelo101 Offline
Ngqwele
*

Registered: 06/14/08
Posts: 170
Loc: durban, south africa.
arrested for not having an ID!this sounds like a dailysun headline!!MAYBE EGOLI maar hayi lana(lapha) ethekwini.

personally i believe if you are in rome act like a roman(unless you are shona, bcoz you have no option!!)

i dubelamadube lizikhulumela ngothando lokufuna ukufunda isizulu and abantu bagcwaliganga uttering irrelavant things!!
amacimbi ngamasonja or something like that!!!
nxa=uma


Edited by mpumelelo101 (10/15/08 02:19 PM)
_________________________
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!

Top
#40606 - 10/15/08 08:16 PM Re: pliz translate this, or else ngiza diphothwa!!! [Re: dubelamadube]
Skhotha Offline
Ngqwele

Registered: 01/16/08
Posts: 121
Loc: Empangeni
Sanibonani bafowethu nodade, nisaphila nje? Sengathi uSimakade anganigcina. Thina sisaphila eMphangweni.

Dube'limthende umholo munye vo! Nguwena nobungane bakho bhuti.
Isihloko se-thread yakho sikhuluma ngoku-diphothwa ngoba usishilo. Kodwa inqubeko ye-thread sengathi isizama ukuveza ukufana noma umehluko phakathi kwesiNdebele nesiZulu.

Uma ubuzela ukwazi isiZulu nje, sebekuphendulile abanye abafowethu ukuthi isiZulu sihamba ngezigodi. Asikhulumi ngokufana, kwezinye izidawo uzothola ukuthi isiNdebele siqondwa ngqo kodwa kwezinye bangakwexwaya. eGoli kukhona yonke inhlobo yomZulu.

Uma ubuza ngoba unenkolelo yokuthi umZulu noma isiZulu siyisidingo nqange yokuba seGoli cha ushaye phansi. isiZulu asisona isikalo sobuSouth African babantu. Lokhu ungakuthola lapha eNkundleni uma uzinikeza isikhathi.

Ngiyethemba, Dube, ukuthi uyabona lana engisuka khona. Ukhumbule ukuthi isiNdebele is an official language eMzansi!
_________________________
iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!

Top
Page 2 of 4 < 1 2 3 4 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert