Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 3 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 3 of 3 < 1 2 3
Topic Options
Rate This Topic
#41060 - 11/23/08 12:37 PM Re: ITHUNGA LINGWCALA NGOPHEHLO! [Re: Mthakathi27]
JJMATSHETSHE Offline
Ngqwele

Registered: 10/06/08
Posts: 127
Loc: LONDON

Uxolo Mkhunkuli. Singabakini bo , liboloya litshiye.

Siphasalele nje emahlathini senziwa yiyo iNKETHA
_________________________
There is no Darkness but Ignorance! Siku Information Age Mthwakazi.

Top
#41061 - 11/23/08 09:56 PM Re: ITHUNGA LINGWCALA NGOPHEHLO! [Re: JJMATSHETSHE]
uzphoso Offline
Mafikizolo

Registered: 02/14/08
Posts: 42
Loc: emazweni njengabanye
Ngithanda ukubonga uJJ ngengcazelo yakhe ejule kwazwela langakithi thina esikhuluma esilula isintu.

Kukhanya yingcwepheshi okwamagama kwezolimi lwethu.Ngimtshayela ihlombe ngingathandabuzi njalo ukumcela ayale esivakatshela la.
Aqhubeke ebhala ekhululekile njengamanje engadinwa engaguquki izenzo ngoba uligugu kule nkundla njengenengi elilokhe lichatheka okwalo ngezikhathi lalelo eselayekela lakhohlwa ukuzosikqwejisisa ebulenjini.


Top
#41063 - 11/24/08 08:54 AM Re: ITHUNGA LINGWCALA NGOPHEHLO! [Re: uzphoso]
welly Offline
Ngqwele

Registered: 05/16/07
Posts: 132
Loc: UK
Originally Posted By: uzphoso
ebulenjini.



JJ sebeqalisile kodwa hatsi ibhayisikili lifundwa njani ka? casisani pholapho umfowethu usengihlanganisa lamalembu yikho na?

Top
#41064 - 11/24/08 11:42 AM Re: ITHUNGA LINGWCALA NGOPHEHLO! [Re: welly]
JJMATSHETSHE Offline
Ngqwele

Registered: 10/06/08
Posts: 127
Loc: LONDON
Ah Welly, oZphoso barongo, kambe ma bekuphosela ngamagama anzima kangaka bathi wena ubazwe kanjani. Akukhulume labo bakucasisele ukuthi yini:
1) ILEMBU ngeSiNdebele
2) UBULEMBU ngeSiNdebele

Bazokusiza oZphoso.

Ngiphinde ngitsho ngithi ungacela futhi ezinsizweni zaKwaZulu lapha eNkundleni ukuthi bakuchazele ngeSiZulu:
iLEMBU,
uBULEMBU
iLEMBE.

Kubalulekile lokho Welly ngoba iNkosi izokuthuma ukuthi uyovangela lapho ngenye imini, how are you going to effectively deliver the ministry amabasics ekhanya enzima kangaka? Ikinga yikuthi amagama angacishe afane, wena ushesha uhlangahlangane. Ngaphezu kwakho konke , your inquisitve mind is impressive, lunengi ulwazi osazolucupha.
_________________________
There is no Darkness but Ignorance! Siku Information Age Mthwakazi.

Top
#41069 - 11/24/08 07:35 PM Re: ITHUNGA LINGWCALA NGOPHEHLO! [Re: JJMATSHETSHE]
uzphoso Offline
Mafikizolo

Registered: 02/14/08
Posts: 42
Loc: emazweni njengabanye
Hawu kanti lami sengibalwa kungcitshi ngoba ngizame ukufana laboJJ abathi nxa belukhuluma olwenkosi lumnandi kuyanwayizela!

Ibala elithi ebulenjini ngilithatha ezigungwini zesintu lalesi esikuso ungananzelela to your top left uzalithola.Ngithemba lichazwa ngokuguquka kwolimi lwakwethu kusuk'sela iinternet lobunye ubukhaliphi bakulez'nsuku sokugcwele ndawo zonke.Uzathola ukuthi icell phone/mobile hantsho ibizwa "makhalemkhukhwini" njalonje yona iwebsite yiyo engithemba ibizwa "ubulembu" njengalobu obespider esibaziyo.

Kutsho ukuthi nxa ukhongozele esigungwini lawe ubeka imbono yakho khonapho ukwenza usebulenjini.Ngithemba angiphosisi.Ngiyabonga.

Top
#41091 - 11/26/08 04:31 PM Re: ITHUNGA LINGWCALA NGOPHEHLO! [Re: uzphoso]
welly Offline
Ngqwele

Registered: 05/16/07
Posts: 132
Loc: UK
Ngiyabonga mnewethu ukuthatha isikhathi sakho ungicasisela. Okunye ngiyakubona kodwa angikasuthiseki, ngivumele ngiyephambili ungibekezelele yikungazi mnewethu ngingathethisi kumphakathi.

Ye ngiyakubona ukuthi "ebulenjini" kukhona ku top left. Lakho sengikubona ukuthi sokuhlanganisa esigisini world wide web! kuyabongeka mnewethu

lapho osuphinde wangi ghabha khona ku ma wena usithi

"nxa ukhongozele esigungwini "

uyabe wena usithini kimi angikutholi?

linga dinwa banewethu kwakungayisithso ukuthi siluzondile ulwimi lwethu lokuzalwa yikuswela bona abajiyileyo kulo belisebenise lokuthi sagijimela iperfection esilungwini. Ngiyathaba mainkosi elungileyo ikubona kufanele lakho ukuthi lisicathekele ubunandi bolwimi lakhathesi Amen. Udumo kuyena Ongumdali njalo elomusa ongaka.

Top
#41101 - 11/27/08 06:33 PM Re: ITHUNGA LINGWCALA NGOPHEHLO! [Re: welly]
dumas64 Offline
Mafikizolo

Registered: 09/26/07
Posts: 32
Loc: Land of milk and honey!
kutsho ukuthi umuntu aze azwisise kugcono ukhulume uphinda ubuye uphinde phinde, yikho ngiye ngaphinda umbiko wami loyana webizinise lokulayitsha

Top
#41115 - 11/28/08 01:20 PM Re: ITHUNGA LINGWCALA NGOPHEHLO! [Re: JJMATSHETSHE]
malesi Offline
Mafikizolo

Registered: 08/04/07
Posts: 15
Loc: KwaMhlabuyalingana
Hayi Bafowethu muhle umsebenzi eliwenzayo lapha ebulenjini,bathi ukwanda kwaliwa ngabathakathi, "angitsho wena Mthakathi27 wena ngiyazi unguthakathi ozonda abenzi bokubi".Lingihluze ingqondo langijulisa nokwazi ngobuciko benu olwimini lwakithi.Asakhaneni sakheni nesizwe sikaMthwakazi.

Sizwe sikaMthwakazi your knowledge is power.
_________________________
Ncethe Mkhahlamba,Intanda kubukwa njenge Sakabuka owajahwa ngabafana bethi kuseyiphuphu,Undaba kayizekeki,Inkwenkwezi yombane.

Top
#41117 - 11/28/08 02:28 PM Re: ITHUNGA LINGWCALA NGOPHEHLO! [Re: dumas64]
welly Offline
Ngqwele

Registered: 05/16/07
Posts: 132
Loc: UK
Originally Posted By: dumas64
kutsho ukuthi umuntu aze azwisise kugcono ukhulume uphinda ubuye uphinde phinde, yikho ngiye ngaphinda umbiko wami loyana webizinise lokulayitsha


sengiyakuthola mnewethu kodwa angikasuthiseki ibanami mfowethu, tshela mina yona esigungwini listhoni ngokwalo, ukuthi ngikwazi ukuthi ulisebenzise njani lapha ibala lonalelo. Ukuthi ucasise khonokhu okutshoyo ngokuphinda.

Ngithemba angikudaki ngokungakwazi kwami njalo, ngibekezelele mnewethu sokuseduze phambili ngiyaboga.

Top
#41119 - 11/28/08 06:47 PM Re: ITHUNGA LINGWCALA NGOPHEHLO! [Re: welly]
Madlenya Offline
Ngqwele

Registered: 01/19/05
Posts: 195
Loc: KwelikaMjoji
Igama elithi esigungwini lithathelwa kugama elithi isigungu. Isigungu is a Zulu word meaning "working together towards a common goal".

Top
Page 3 of 3 < 1 2 3

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert