Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 39 Guests and 2 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Topic Options
Rate This Topic
#41441 - 12/26/08 11:33 AM ZUMA-NCUBE wedding bells
Bhakaniya Offline
Sakhamuzi
*****

Registered: 08/13/07
Posts: 58
Loc: Mthaniya
Is it true that Bulawayo Lawyer, Welshaman Ncube's son, Wes Ncube is marrying the daughter of our next president, uMsholozi, lendodakazi okugama layo uGugu Zuma ingase iyoba umakoti lena kwaBulawayo kusasa okusayo, uma kukhona onolwazi ngalle ndaba ephuma kubasiki bebunda sidinga ukwazi nathi...the wedding is in Bulawayo on 27 dec apparently...

Top
#41447 - 12/26/08 05:19 PM Re: ZUMA-NCUBE wedding bells [Re: Bhakaniya]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 155
Loc: south africa
its 100% true ntanga they already started by umembulo something like at aprivate ceremony which was held at pretoria sometime last week and on the 27 they are going to the city of kings for umshado opheleleyo.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#41448 - 12/26/08 09:23 PM Re: ZUMA-NCUBE wedding bells [Re: mg_d]
Bhakaniya Offline
Sakhamuzi
*****

Registered: 08/13/07
Posts: 58
Loc: Mthaniya
Kwaze kwakuhle ke lokho, ngithemba usho umembeso, kodwa ke kusangenzeka ukuthi umsebenzi okuluma ngawo umemulo, phecelezi i21st brithday party... into ebalulekile ukuthi sifisele yonke le mindeni yomibili inhlanhla emsebenzini omkhulu kangaka abazowenza kusasa...sengathi nje umuntu angaba yimpukane odongeni, ase abone ukuthi iinsizwa zozalo lukaMzilikazi zisakwazi na ukugiya, nokucula amahubo omshado...."umakoti ngowethu..siyavuma....", "uyothi wabonani..mfaz'ongazalanga", kudala sihamba sikudinga, sithunyiwe...scel'umkhwenyana asivulele singene...

Top
#41449 - 12/27/08 09:33 AM Re: ZUMA-NCUBE wedding bells [Re: Bhakaniya]
Sibambamahawu Offline
Ndunankulu
***

Registered: 05/04/04
Posts: 803
Loc: KwaGodlwayo
UMEMULO:phecelezi i21st brithday party yentombazane. angazi njalo kodwa angikaze ngizwe kuthiwa insizwa iyemula.
_________________________
THE RACE IS NOT FOR THE SWIFT NOR THE BATTLE FOR THE STRONG, BUT FOR THOSE WHO ENDURETH.

Top
#41451 - 12/27/08 11:56 AM Re: ZUMA-NCUBE wedding bells [Re: Sibambamahawu]
science Offline
Sakhamuzi
*

Registered: 12/27/08
Posts: 50
Loc: kwamthwakazi
where is new year? who has a radio with all songs for new year? ngifuna ugujiva kuze kuse!!

Top
#41459 - 12/27/08 08:31 PM Re: ZUMA-NCUBE wedding bells [Re: Bhakaniya]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 155
Loc: south africa
seivela kuwo lo khisimusi bafowethu ngethemba niwudle kahle lanikhona, hayi-ke Mthwakazi usekwenzile umfoka Ncube useyithethe intombi ykwaMsholozi yonke lento yenzeke namhlanje eTrade fair grounds kwesikaMthwakazi nomanje uMthwakazi ubungachelesanga kahle phela ngenxa yazo lezi zinja ezingafuni ukubona sizijabulele kuthiwa bezigcwele zigade isimo ukuthi ngesani leso simo kwazibani kodwa kungasenani uqhutshiwe umsebenzi umakoti usesekhaya.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#41464 - 12/29/08 10:22 AM Re: ZUMA-NCUBE wedding bells [Re: mg_d]
nqameni Offline
Mafikizolo

Registered: 09/13/08
Posts: 10
Loc: Gauteng
Mzilankatha sikwethulele isigqoko[ingowane],silifisela impilo ende lomaMsholozi.

Top
#41488 - 12/30/08 11:39 PM Re: ZUMA-NCUBE wedding bells [Re: nqameni]
ozithembayo Offline
Ngqwele
***

Registered: 09/21/05
Posts: 109
Loc: emhlabeni
Kambe lithi undoda kuqina kumhambela njani eSozibele mayelana lalokhu okwenzakeleyo? Ngibona angani uze wafisa ukuthi okufana kwakhe ngayikho okuzuze khonangale njengoba ethanda kangaka izinto. Basopha okuBona bazakuthuma kuzibhodise eduzane lakho njengoba uMsholozi elabantwana abanengi.
_________________________
Ngiphenduka ngilele

Top
#41542 - 01/03/09 10:40 PM Re: ZUMA-NCUBE wedding bells [Re: ozithembayo]
Bhakaniya Offline
Sakhamuzi
*****

Registered: 08/13/07
Posts: 58
Loc: Mthaniya
usibal ungowethu.. uzosithengela utshwala.. siyavuma usithengele sithengel utshwala...siyavuma,,usiyelele uyelele mama

Top

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert