Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 3 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Topic Options
Rate This Topic
#41592 - 01/06/09 12:07 PM sIzithakazelo nemvelaphi yo Dumakude
Mlu Offline
Mafikizolo

Registered: 01/06/09
Posts: 1
Loc: South Africa, Gauteng
Bantu bakithi. Bengicela uma kukhona owazi izithakazelo nemvelaphi yesibongo sakwaDumakude angazise, nomake uma kukhona umtapo wolwazi la engingafunda khona ngemvelaphi yoDumakude, ngingakujabulela ukwazi ukuthi imuphi lowo mtapo wolwazi.

Top
#41616 - 01/07/09 12:12 PM Re: sIzithakazelo nemvelaphi yo Dumakude [Re: Mlu]
Bhakaniya Offline
Sakhamuzi
*****

Registered: 08/13/07
Posts: 58
Loc: Mthaniya
Shange, kuncane engikutholile ngendlu yakini, ngaphandle nje kokuthi nincike kwa Cele, oNdosi phela...Wena sala ufuna noPhoko uMqulu wokuqala ifa lethu elashiywa okaMashobane uRS Khumalo...lengcwadi usangayithola laphaya kwaShutter and Shooter eMgungundlovu...

Top

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert