Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 50 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 1 of 2 1 2 >
Topic Options
Rate This Topic
#41639 - 01/08/09 05:42 PM MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED
Kirth_Dube Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/21/08
Posts: 77
Loc: UK
Maqhawe namaqhawekazi,

Liyamenywa zihlobo ukuthi lize sizohlanganisa amakhanda njengabantwana beSilo sibumbe iviyo lebutho likaMthwakazi eLeeds.

Isikhathi: 1430 hrs ngoMgqibelo mhlaziku 10 Zibandlela (January) 2009.

Ikheli: The New Inn, 259 Dewsbury Rd, LS11 5HZ, LEEDS.

Izanini lezihlobo zenu kunye nabangani. Izani nezimuli, amakhosikazi nezingane.

Uhlelo: 1. Umthandazo wokuvula (Ngithemba kukhona abefundisi phakathi kwethu)

2. Ukubingelelana lokwamukelana. (DM Dube - MPC Leeds Host, lo V Sibanda - MPC UK Region Interim Chairperson).

3. Iyini iMPC (T. Nyoni - MPC NEC Interim Director - Policy & Research).

4. Ingxoxo ephathelene leMPC eLeeds (Q & A session).

5. Ukubunjwa kweLeeds Branch (V Sibanda and T Nyoni presiding).

6. Isibongo (Sivela kubaphathi beLeeds abakhethiweyo).

7. Umthandazo wokuvala.
_________________________
Too bad that all the people who really know how to run the country are busy driving taxi cabs and cutting hair.(George Burns)



Top
#41640 - 01/08/09 06:49 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: Kirth_Dube]
Mthakathi27 Offline
Nduna

Registered: 12/30/07
Posts: 323
Loc: Canada
Baphathi beMPC
Ngithanda ukulitshayela ihlombe, this is indeed a positive development, keep it up. Keep the freedom fire burning.
_________________________
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.

Top
#41644 - 01/09/09 09:21 AM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: Mthakathi27]
Nobubele Offline
Mafikizolo

Registered: 11/06/08
Posts: 9
Loc: South Africa
Kathi eSouth Africa izosivakatshela nini iMPC noma kukhona lapho amalunga ahlangana khona singazi?

Top
#41646 - 01/09/09 01:42 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: Nobubele]
sidindangandlela Offline
Mafikizolo

Registered: 12/02/08
Posts: 21
Loc: south africa
Sikhon e South Africa sizadibana kahle ngaleliviki elizayo

Top
#41647 - 01/09/09 01:55 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: sidindangandlela]
Nobubele Offline
Mafikizolo

Registered: 11/06/08
Posts: 9
Loc: South Africa
Kuphi njalo ngskhathi bani ,give all details tu.

Top
#41649 - 01/09/09 02:14 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: sidindangandlela]
waMalikongwa Offline
Sakhamuzi

Registered: 10/17/03
Posts: 60
Loc: Jozi
It will be grateful and pleasing if men and women can gather as we have been trying to mobilise in futility.

Give details as requested so that all can come and demonstrate their commitment.

Top
#41651 - 01/09/09 02:40 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: waMalikongwa]
MTHWENTWEHLABA1 Offline
Nduna
**

Registered: 02/12/08
Posts: 360
Loc: UG
Bakwethu
Siyabonga kakhulu. Sizozama ngamandla onke. Ngingazi loba yi-emergency meeting. Ngitsho ngeshort notice banewethu kambe umbuthano omuhle kangaka.
Kungasenani asigijimeni madoda sitshele abanye abangela ma internet labangatholanga ithuba ukuthi bavule izigxingi zabo. Ngiyananzelela njalo ukuthi i net ayi advertise effectively for us for now, next time zihlobo zikababa asithi amaflyers as well in advertising, ngizobhadala mina iqiniso lonke. Kule-free advertising njalo kwamanye amaradio.
_________________________
HLABA-1-AT A TIME

Top
#41655 - 01/10/09 12:41 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: MTHWENTWEHLABA1]
science Offline
Sakhamuzi
*

Registered: 12/27/08
Posts: 50
Loc: kwamthwakazi
wow it was a short notice mnuzane!

Top
#41659 - 01/10/09 01:44 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: science]
MTHWENTWEHLABA1 Offline
Nduna
**

Registered: 02/12/08
Posts: 360
Loc: UG
wena science
_________________________
HLABA-1-AT A TIME

Top
#41661 - 01/10/09 06:34 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: sidindangandlela]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 155
Loc: south africa
salibonani bantwana besilo linjani kodwa oka skhetha usaphila yimina lowo, i really don`t know what to say ngalento because i`ve been dying to be a registered Mpc supporter and now the light is starting to glow excellent baphathi mina ngiya qakeza nje kumanje ngitshayela lina izandla ngoku phakama kwenu ngesikhathi ebasivele silinde ngaso kodwa phela mfowethu iviki ingabi yinyanga kudala ngagcina ukutshaya ukhwelo mfowethu lokuzwa omama belilizela asiyibambeni inhlwa ngekhanda sibone ukuthi izasiluma sibebangaki.
e leeds ungathi lingaqhuba kahle kakhulu madoda kodwa lingakhohlwa phela ukusi updeyitha lathi ngapha emzansi.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#41666 - 01/11/09 05:14 AM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: mg_d]
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1399
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

Silibonge kakhulu ngomsebenzi wesizwe.

Sithembise njalo ukuthi umhlangano we South Afrika uzakwenziwa lingadani. Silawo ama National Executive Members in SA who are making arrangements. It wont be long.

Ngwana Edwards Maseko
Interim National Sec. - MPC

Li Zwangendaba.

Top
#41680 - 01/12/09 01:38 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: MTHWENTWEHLABA1]
sidindangandlela Offline
Mafikizolo

Registered: 12/02/08
Posts: 21
Loc: south africa
ngithanda ukuxolisa zihlobo zenkosi ngokumemezela imbizo engahlelwanga. ikakhulu kuwe baba Mthwentehlaba osuze wangifanisa saTshabi khona bengike ngakhuluma lensizwa ekhuthalele leliqembu yathi yona kungezeka maduze nje kube lembizo enjalo kungasimaviki mangaki nje.

Okunye kusuka mhlawumbe kube yinjabulo yalomkhankaso okwenza indoda izizwe ilomdhladhla igcine phela ithembe noma ngubani.
Ngixolisa zihlobo zami.


Top
#41683 - 01/12/09 02:11 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: sidindangandlela]
MTHWENTWEHLABA1 Offline
Nduna
**

Registered: 02/12/08
Posts: 360
Loc: UG
Originally Posted By: sidindangandlela
ngithanda ukuxolisa zihlobo zenkosi ngokumemezela imbizo engahlelwanga. ikakhulu kuwe baba Mthwentehlaba osuze wangifanisa saTshabi

Satshabi? Kanjanikababa?
Mina ngishapu awungonelanga lutho,my point really was about flyers.
_________________________
HLABA-1-AT A TIME

Top
#41685 - 01/12/09 06:28 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: MTHWENTWEHLABA1]
Kirth_Dube Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/21/08
Posts: 77
Loc: UK

Mhtwakazi Omuhle,

Zilo zenkosi, maqhawe lamaqhawekazi lina bakandlela zimhlophe bantwana benkosi,ngiyalibingelela lonke ngenjabulo enkulu! emnyakeni lo omutsha.

Ngiyalibonga lonke elemukele iMPC,eLeeds. Ngithi kini,lingadinwa lakusasa kuhlale kunjalo zizalwane zenkosi.
IMPC iyeza kuzozonke izindawo ezehlukeneyo okuhlala khona abantu bakithi. Lumnyaka iMPC ikhangelele ukuthi lina bantwana benkosi liyamkele liyenze eyenu ngobunengi benu.

Ngiyalibonga lani lonke lapha enkundleni ngilifisela umnyaka omutsha omuhle. Asiqhubekeni siyenza idemocracy sisiyaphambili, sakhane ngendlela esinikeza isithunzi njengesizwe sikaMthwakazi.

Ngiyabonga.

Kirth Dube
Director of Communications
Mthwakazi People's Convention(MPC)
_________________________
Too bad that all the people who really know how to run the country are busy driving taxi cabs and cutting hair.(George Burns)



Top
#41690 - 01/13/09 06:19 AM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: MTHWENTWEHLABA1]
sidindangandlela Offline
Mafikizolo

Registered: 12/02/08
Posts: 21
Loc: south africa
Lami ngilungile baba ayixole iphele ke njalo sakheni isizwe esiqavile.
ngiye ngangayithole kahle ngesikhathi uthi wena Science ngoba phela yiyo lendoda ethukwa ngobutsabi sonke isikhathi, ngiye nje lami ngazicabange ukuthi ngifaniswe ngaleyondoda wena ngqwele enkulu.

Top
#41698 - 01/13/09 06:27 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: sidindangandlela]
Kirth_Dube Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/21/08
Posts: 77
Loc: UK
Mthwakazi

Ngicela ukwazisa bonke abangithinte bedinga ukwazi ukuthi bengaxhumana lobani uma befuna ukuphathisa iBranch entsha yeLeeds.

Ngithanda ukulazisa ukuba livumelekile ukuthinta uMgcinisihlalo we MPC-Leeds Branch uMnu DM Dube kunombolo ezithi 07849872113 onguye ozaliphathisa khonangapho eYorkshire.

Ngiyabonga.

Kirth Dube
Director of Communications - MPC
_________________________
Too bad that all the people who really know how to run the country are busy driving taxi cabs and cutting hair.(George Burns)



Top
#41712 - 01/14/09 08:33 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: Kirth_Dube]
Mkhanyisi Offline
Mafikizolo

Registered: 01/14/09
Posts: 4
Loc: Essex, England, United Kingdom
Mnunzana Dube

Bengithi ngizwisise ke lapha, likhona na iqhembu lase London? Kungasiza kabi kulabo abahlala kude.
_________________________
Mzila kawulandelwa

Top
#41715 - 01/15/09 12:35 PM Re: MPC MEETING IN LEEDS, ALL MTHWAKAZI INVITED [Re: Mkhanyisi]
science Offline
Sakhamuzi
*

Registered: 12/27/08
Posts: 50
Loc: kwamthwakazi
mnuzane KEITH AKA DUBE fantastic approach you guys have, if i may , my concern is our mothers and grand mothers , fathers grandads, nephews, nieces, cousins and aunts sadly our youth in hunger stuffed, lost nation KWAMTHWAKAZI ekhaya. Mostly MONEY, food, etc is owned by tshona guys, (well i do understand they stole our taxes thru their evil fathers and lot) HOW CAN I WHY NOT THE BOARD ADDRESS SUCH EXPENDIANT ISSUES (food, money sending thru mthwakazi) BECAUSE THEY MATTER MOST!! (yes i know some who sell by combis from south africa) We can make it on bigger scale i have faith. E.g big companies are owned by financial institutions and share holders meaning possible 60% by bank, 40% by mayb 40 shareholders. MY thinking is if we as MTHWAKAZIAN put lets say $500.00 each with a selection of strong educated trusted board toppled with some borrowing from other finacial help, surely, some schools can be opened and some really desperate homes can be relieved. CLOTh bags colletion should be implemented. MTHEMBO baba i dought you will miss interprint me, i`m not suggeting that exatly things must be done but could be. i did campain for the zimbaz to work at downing street on tuesday 13,2009 i asked pipo if they know anything about this group i was disappointed.
(this is the biggining much to come)
GOD BLESS US ALL

Top
#41717 - 01/15/09 01:15 PM hi [Re: Kirth_Dube]
science Offline
Sakhamuzi
*

Registered: 12/27/08
Posts: 50
Loc: kwamthwakazi
i hear you MTHEMBU


Edited by science (01/15/09 01:22 PM)

Top
#41718 - 01/15/09 01:18 PM peace out [Re: Kirth_Dube]
science Offline
Sakhamuzi
*

Registered: 12/27/08
Posts: 50
Loc: kwamthwakazi
GOD bLESS


Edited by science (01/15/09 01:21 PM)

Top
Page 1 of 2 1 2 >

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert