Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 9 Guests and 2 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Page 2 of 2 < 1 2
Topic Options
Rate This Topic
#41637 - 01/08/09 01:38 PM Re: NGICELUSIZO [Re: Nobubele]
dingilizwe Offline
Mafikizolo

Registered: 03/04/03
Posts: 18
Loc: Etobotobo
Mina ngithanda ukwazi ukuthi lumdeni uwazi njani wena,ngoba phela mina ngilabafowethu abaningi njalo asikashadi.Okunye okumele kunanzelelwe yikuthi ukuze kube lomshado kumele kuqalwe kubonanwe kukhonjiswane,kuthandwane besekufika ke emshadweni.Nobubele ubatshele bedinge amajaha/uthando kuqala.Mina ngikhona la
_________________________
Ikhotha eyikhothayo,engayikhothiyo iyayikhahlela

Top
#41642 - 01/09/09 09:04 AM Re: NGICELUSIZO [Re: dingilizwe]
lvovo Offline
Ngqwele

Registered: 02/21/08
Posts: 163
Loc: KZN
Waze washo u Obert indodana kaba ukuthi akula lutho yizinto zabantu,

Izinto zabantu zifuna bona abantu.

Go and try Zinatha go and try

Akumina engatsho njalo ngu Ndux Malax uNduna Malaba
_________________________
Novus Ordo Seclorum

Top
#41643 - 01/09/09 09:07 AM Re: NGICELUSIZO [Re: dingilizwe]
Nobubele Offline
Mafikizolo

Registered: 11/06/08
Posts: 9
Loc: South Africa
Ngodadewethu laba Dingi enkhuluma ngabo,ngilethemba nawe ekuphileni kwakho wawubone kweminye imndeni abantwana abangamantombazana akukho loyedwa otshadileyo hayi ngoba babukeka bebabi kodwa bebahle besebenza benobuntu njalo kodwa umendo ungabi khona,kuthi abangabafana nabo umtshado awuvuki.
Hayi ke Dingi,ungithumele imniningwane yakho ke ngizobanikeza bakuthinthe.NakuNkundla yezothando nakhona kugcwele ama'fake" asazi ke ukuthi amadoda nabafazi abaqotho sebayakuphi.

Top
#41656 - 01/10/09 12:46 PM Re: NGICELUSIZO [Re: Nobubele]
science Offline
Sakhamuzi
*

Registered: 12/27/08
Posts: 50
Loc: kwamthwakazi
ivovo i do miss that NDUX MALAX JIVE MAN!!!

Top
#41657 - 01/10/09 12:59 PM Re: NGICELUSIZO [Re: science]
science Offline
Sakhamuzi
*

Registered: 12/27/08
Posts: 50
Loc: kwamthwakazi
Firstly, culture/tradition is a changing way of life, secondly we adopt and inherity many things which demand us either men nor women to look life with different perspectives. Marriage can be a holding back factor or a fast track fruitful journey. I think as we look and want to have some careers we do need independency which is difficult to get if married sometimes.BAsed upon such suffering and holding factors beeing a zimbo its much understandably for many ladies to skip marriage vows and do by themselves. Well , in short, i think its the way of life which makes people adapt to the needs of erra/period for survival purposess........honestly...most ladies want to be married to successful men for security reasons....and its......hard to get .....and successfull men ..some want most educated ladies.....well...thats my opinion....nor hard feelings lady!!

Top
#41664 - 01/10/09 06:56 PM Re: NGICELUSIZO [Re: Nobubele]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 155
Loc: south africa
dadewethu mina ngibona ingathi kufanele lendaba yenu kelihlale phansi njengomndeni labadala bangakini libuzisise kakhulu kubo nxa kulenkinga izozivelela yona kodwa nxa kuyilokhuyana okokuthi mina ngiyisima kanje ngakho ngifuna indoda ethile then forget about getting married ezinye izinto you just try and see kodwa phela ngamadoda wodwa impohlo sibaningi la enkundleni ungabaxumanisa lenkundla ngilethemba bangazihlulekela bona.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#41671 - 01/11/09 09:12 PM Re: NGICELUSIZO [Re: mg_d]
mosquito Offline
Mafikizolo

Registered: 01/01/07
Posts: 2
Loc: uk bristol
BIG SIS

UNGADABUKI NXA WENA UNOMUZI WAKHO. INKINGA SISI WAMI ISEKUTHINI UMNTWANA OYINKAZANA KUFUNEKA ANGALALI NENDODA ENGAKASHADI, NJALO UMNTWANA OYINKAZANA KUFUNEKA ASHADE ESASEMCANE NENDODA ENGAPHEZULU KWAKHE NGEMINYAKA ELITSHUMI NJALO ENGAKAZE ISHADE. SUCH A COMBINATION SISI IS FOR LIFE.

ANGEDHLULISI 24 YEARS UDADEWETHU ENGASHADWANGA NOMA ENGASHADWA YINDODA ENE 27 OR MORE YENA ENE 17 YEARS, ANGAHLONIPHA INDODA ENJALO UMA INGUMUNTU NGEMPELA UZOKUFA NALEYONDODA.

ODADEWETHU BATHANDA AMADODA AKWAZI UKUJAYIVA KAKHULU ETSHWALENI NALAWO AMADODA ABANGWA NGABAFAZI BONKE NGOBA EMAHLE KUMBE ENEMALI.

IMPILO INDE KAKHULU,UMUNTU KUFUNEKA AKHETHE NGONANZELELO UBAMBO LWAKHE.

MPHEMBELA NJA

Top
#41693 - 01/13/09 01:32 PM Re: NGICELUSIZO [Re: mosquito]
welly Offline
Ngqwele

Registered: 05/16/07
Posts: 132
Loc: UK
Kuyintando yoMdali weZulu, Lomhlaba, noLwandle, lakho konke okuphakathi kwakho lezi izinoto. Yena oHlela zonke izinto eziyenzakala ezindaweni zonke ezidalweni zakhe. UDumo Kuye oNamandla phezulu kwakho konke oFanelwe luDumo lonke kuyonke indawo kuzekubenanini nanini.


Edited by welly (01/13/09 01:36 PM)

Top
Page 2 of 2 < 1 2

Shout Box

Advert