Inkundla3
Who's Online
0 registered (), 41 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Topic Options
Rate This Topic
#41703 - 01/13/09 10:19 PM AKESIZITHAKAZELELE ENKUNDLENI ****
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 155
Loc: south africa
mina ngingu mfoka Ncube uSkheth`abahle umzilankatha umfoka ziho ngokuzalwa ngiphuma emajaundenu eMlambapheli,kodwa ngoku khula ng`khulele kwelase maphaneni.
Akelizitsho madoda lingesabi kukwethu la nazo!


Edited by mg_d (01/13/09 10:20 PM)
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#41705 - 01/14/09 06:13 AM Re: AKESIZITHAKAZELELE ENKUNDLENI [Re: mg_d]
manauqonde Offline
Mafikizolo

Registered: 12/09/08
Posts: 4
Loc: Kwelengabadi
Ngiyezwa mfowethu, nami nginguyena kanye uSkheth'abahle. Ngiphuma laphana eSixhobeni bude buduze leMaphisa. Ngijabule kabi ukuthi uzibike mntwana wasekhaya, mhlawumbe singathi ukuncokola kancane ngasese.

Top
#41709 - 01/14/09 05:26 PM Re: AKESIZITHAKAZELELE ENKUNDLENI [Re: manauqonde]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 155
Loc: south africa
ungumfowethu impela wena nxa ukhuluma ngesixhobeni abantu abakoskhetha abalapha ngiyabazi and ngiyaziwa ke lapho ndoda until uze uyefika emabonyani bhudi sizokhuluma mntakababa.
abanye bayakhele kosutha if ukwazi abanye base Mahetshe ungayethuki mfowethu.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#41711 - 01/14/09 08:28 PM Re: AKESIZITHAKAZELELE ENKUNDLENI [Re: mg_d]
Mkhanyisi Offline
Mafikizolo

Registered: 01/14/09
Posts: 4
Loc: Essex, England, United Kingdom
eita Mina ke ngingu Ncube-Zikhali zo'mkhonto, mzila ka wulandelwa, ungawu landela u zozibambelela, Malinga, Mgidi, Gabadela, e Xaba, abazalwa ngu Hloka, bephuma emzini kama Nxiweni, e Nkayi
_________________________
Mzila kawulandelwa

Top
#41713 - 01/15/09 09:11 AM Re: AKESIZITHAKAZELELE ENKUNDLENI [Re: Mkhanyisi]
789 Offline
Mafikizolo

Registered: 12/03/08
Posts: 2
Loc: K.Z.N. South Africa
Mina nginguMvelase,uNgoza,uJamakaMnisi ongawadli amathibane othi angadla amathibane indlala iwile. plz hlp uSithole uhlobene ngempela nami?

Top

Moderator:  Jakalas 
Shout Box

Advert