0 registered (),
40
Guests and
2
Spiders online. |
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#9399 - 03/26/05 07:43 PM
Re: Pius: Hero or Villain
|
Ndunankulu
 
Registered: 05/04/04
Posts: 803
Loc: KwaGodlwayo
|
Madoda litsho ukuthi abantu abafuna ukuya kuMtukudzi abanalo ilungelo lokulwela uzibuse kaMthwakazi na? Uma kunjalo kungani? UMthwakazi uhlonipha wonke umuntu, uMthwakazi akasona isihlenge, uMthwakazi usemhlabeni lapho okunezinhlobo ezishiyene zabantu, abantu abathanda izinto ezihlukene, abanye bathanda amabayisikopo, abanye ukugibela amabhayisikili, abanye ukulalela umculo kaMtukudzi. Angikhuthazi neze ukuthi abantu balalele njalo bedlale umculo wesiShoneni but purely on political reasons not on entertainment level. Ukuth abafowethu bathandana lamaShona akubezi bangafaneleki ukulwela uMthwakazi, bangawathanda lawo maShona kodwa as long bekhumbula lapho abaphuma khona njalo besazi ukuthi noma kanjani kufanelekile ukuthi kuliwe anginankinga mina, kodwa angingeke ngikhuthaze yinoma omunye ukuthi athandane neShona. Kungani abantu befuna ukucreator istorm lapho kungafanelekile? Yini kanti umuntu obizwa iExtrimist?, ukungafuni ukubuswa liShona elingafuni ukuthi ngilibuse yikuba yiExtrimist? Kungani mina kumele ngibuswe kodwa lona lingafuni ukubuswa? Mina ukuthi ngingahlanganeli nabo noma ukuthi ngingalaleli umculo wabo angikuqali namhlanje, abantu bebethi ngiyahlanya ngoba bekuthi ngingathi ngilalele iradio kudlale iculo lesiShoneni ngingaceli muntu ngivele ngisukume ngivale iradio, ngisazo qhubeka ngisenza njalo, ngizofundisa nabantwabami ukuthi benze into efanayo kuze kufike leso sikhathi sokuthi nathi sesikhululekile. Yikho loyo ofuna ukungibizwa extremist kukuye, mina ngiqhuba lokho engicabanga ukuthi kuzonginceda kusasa.
|
Top
|
|
|
|
#9402 - 03/27/05 02:45 AM
Re: Pius: Hero or Villain
|
Ndunankulu
Registered: 08/02/02
Posts: 632
Loc: London
|
Pius Ncube supports land reform.
Pius Ncube lives and dies for Mthwakzazi, living and dead.
Mgabe killed and uPius resurrected.
He won't let anybody forget anybody (BAKITHI LIYAZI UKUTHI NGITHETHANI!)
Pius has testicles and most of his critics do not.
|
Top
|
|
|
|
|
|