|
0 members (),
26
guests, and
2
robots. |
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Idela ngumuntu olengayo, otembhayo, olivila osukumela emuva angani usindwa ngumzimba wakhe.. Liyasetshenziswa lakungane encane esiphuze ukucathula ilokhe ikhetha ukukhasa!
|
|
|
|
Joined: Apr 2005
Posts: 656
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Apr 2005
Posts: 656 |
Mabila ngivumelana lawe uma uchasisa idela.
Umkhala ye ekhaya sasifaka ucingo. UMkhala lucingo olufakwa emakhaleni enkomo kumbe ngithi ithokazi kumbe ijongosi ma lifuna ukulithambisa lona lijanqula. Lokhu kwenzelwa ukuthi uma ungalidonsa ngocingo lolu, kalijanquli kangako ngoba lisizwa ubuhlungu. Angazi mhlawumbe ngichasise kubi.
Dokotela, ngezinye indlela lokhuyana okokutshayisa inyoni, thina esintwini sasikubiza ntoni? Mhlawumbe yiso isavutha uthi nhisakwazi mana ngimelel impendulo
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 1,304
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 1,304 |
Ntsumpa, kukhanya angathi iyi ndlamanzi jaha. Ulolwazi na ukuthi umuntu obizwa ndlamanzi ngonjani?
Abantu baqala ukukuthi yi rekeni, ngoba khona kungela gama lesintwini. Isavutha sihlukene le rekeni, ngibona yikho lapho okumele si tshontshe khona kwaminye imihlobo. Abakwazi isizulu sitsheleni ukuthi irekeni ibizwani, ukuze sitshontshe lelo gama.
|
|
|
|
Joined: Apr 2005
Posts: 656
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Apr 2005
Posts: 656 |
Indlamanzi
Lo ngumuntu okhelela utshwala okudlulisa amalawulo. Umuntu ma kuthiwa yindlamanzi siyabe sizama ukugqcizelela ukuthi akanathi nje uyakhelela.
Ngumuntu onatha utshwala okudlulisa amalawulo, onatha aze azikhohlwe. Indlamanzi ezinengi zithi sezibukhwelele sobufika ekhanda zisuke zizitshiye esikhathini esinengi (no offence).
Kodwa ngibona engathi ingcazelo yami iphosa ibeseduze, onganceda bakwethu nanka amagama.
Isigqala Intombi Ijaha Inqama Isikweya Isivande Incukuthu
Leli elingaphansi kangazi ukuthi livela ngaphi. Ngikhumbula uhlelo, chasisa ukuthi liyini ngohlelo lwesiZulu njalo lakhiwe njani. Isithombe
|
|
|
|
Joined: Jun 2005
Posts: 55
Sakhamuzi
|
Sakhamuzi
Joined: Jun 2005
Posts: 55 |
Mfowethu lami angiselaqiniso kodwa nxa ngilokuphosisa ungixolele
Isigqala >> yinkomo engehlisiyo othi nxa uyisenga uthole uchago olunganganani lulingane lenso yenyoni. Intombi >> ngowesifazane osebangeni lokuthomba osekhangelelwe ukuthola ijaha. Ijaha >>ngowesilisa osebangeni lokuqala ukuzwa imizwa yokuba lentombi. Inqama >> yimnvu enduna enkulu engathenwanga. Isikweya >> ngumuntu olivila otshona ebhoda lemiduli elandelana lomthunzi nsukuzonke. Isivande >> yinsimu encane etholakala ngekhaya lapho okulinya khona okufana lemibhida,otamati ...
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 1,304
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 1,304 |
Mfoka mqwayi, uphuma kithi mfo ahh. Kunjani eMawabeni, esikhoveni, eMzinyathini?
Uyabona ke mfanakithi, wena uyafana lami. Uyalazi ulimi lwakithi, kumele sike sihlangane ngikuthengele i tototo le gwayi lamakhala, sinathe amanzi ku mzingwane, ubusu ngipha udadewenu. <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" /> <img border="0" title="" alt="[Smile]" src="images/icons/smile.gif" />
|
|
|
|
Joined: Apr 2005
Posts: 656
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Apr 2005
Posts: 656 |
hk hk hk hk hk amadoda entsiri uyawezwa. Phela eMawabeni kwaziwa ngokuntshontshwa kwabobabhemi.
Madoda alizange libone idonki yami elomlomo omnyama, uphawulwayo, yisisila sentengo hk hk hk hk
|
|
|
|
Joined: Jun 2005
Posts: 55
Sakhamuzi
|
Sakhamuzi
Joined: Jun 2005
Posts: 55 |
<img border="0" alt="[Grin]" title="" src="graemlins/grin15.gif" /> <img border="0" alt="[Grin]" title="" src="graemlins/grin15.gif" /> Dokotela siwaya omkhulu ngizwile ke nduna yakithi.uzathi ukuza lazo lezonfanelo sithi ukuxoxa sisehlisa ukoma kuMzethi.phela bathi ikhotha eyikhothayo njalo isandla asizigezi siza lawe siza ozakusi(udade phela mfana uzekahle)
|
|
|
|
Joined: Jun 2005
Posts: 55
Sakhamuzi
|
Sakhamuzi
Joined: Jun 2005
Posts: 55 |
Msupa umlayeli wendlela ngumhambi wayo.Kanti musa lawe ongomunye wabo baphela obabhemi madoda.
|
|
|
|
Joined: Apr 2005
Posts: 656
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Apr 2005
Posts: 656 |
hk hk hk hk
<img border="0" alt="[GPN]" title="" src="graemlins/gpn.gif" /> <img border="0" alt="[GPN]" title="" src="graemlins/gpn.gif" /> <img border="0" alt="[GPN]" title="" src="graemlins/gpn.gif" /> <img border="0" alt="[GPN]" title="" src="graemlins/gpn.gif" />
|
|
|
|
|
|