|
0 members (),
38
guests, and
1
robot. |
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Sibalukhulu!
Umuntu vele ludubo selikwazi lani by now. Umnika isandla yena sefuna ingalo yonke. Ngiyayithanda kakhulu irecognition eliyinika laba abafana lami abalawula kakhulu lanxa nje beziwumanela. Pho ke lapha ngizibona sengifike kubanga lokuthi ngithiwe ngiyiNduna eNkundleni.
Mhlawumbe lisungula i forum yenu alizange linakane ukuthi kungaba lowesintwana ongalawula njengami. Kuqondile. Pho njengoba sengifikile kulelo banga, kuqondile ukuthi lami ngithiwe "Nduna"? Angila phela ama lokhuzeni <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" />
Ngidingelani ititle e gender sensitive hawu bantu! Mina I am a very proud Ndebele woman. I don't wantr to be mistaken for a man ngitsho lakancane.
Ngilama suggestion lami Nandi, Ndlovukazi kumbe liphi lani elingalinakana okulokuhlonipha uMama phakathi.
Ngiyabonga
|
|
|
|
Joined: Feb 2004
Posts: 649
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Feb 2004
Posts: 649 |
Mabila Sothole! Sogodi Khanyile Mthiyane Mathamb' espokopoko
Mshana wami, awu nkosi yami! Wacela ukuba yindlovukazi noma uNandi, kepha izicukuthwane zesigungu zakupha isicoco sokuba yingane yentombazane yenkundla. Interesting indeed. From isikhulu to a daughter!
Methinks you're demoted!
uMntongenakudla kaNgogwane waKwaDlangezwa. uVeyane. Inkwali yenkosi. umcondo yegusha.
Inxangiphilile. KwaMtubatuba. KwelikaMthaniya.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Sibalukhulu! Isintu laso! Ngiyazi sibili ukuthi akula equivalent yeziNduna ngaku gender yabo mama esintwini. But eyenu i gender disparity isi worse! Indodakazi isiphansi kakhulu hawu kule nduna. Selingedlulwa ngabe tshabi ngoMbuya Nehanda wabo...hayi bo...zamani futhi?
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Phepha Sibalukhulu sengikuthwalise nzima. Asiqhubekeni sizama sizaze sikuthole. Okulenkani ngokunjani. I Nkosazana phela lokhe ingaphansi kweNduna! Asiqhubekezni sizama. Ngiyabonga kakhulu to see that you are responding posititively to my plight.
|
|
|
|
Joined: Nov 2002
Posts: 586
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Nov 2002
Posts: 586 |
Induna kuthiwa yiNduna ngesiNdebele lanxa insikazi. AbeNswazi abaleNduna engumfazi bangangifakazela.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Bhudaza <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/kill.gif" /> <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/kill.gif" /> <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/kill.gif" /> hk hk hk hayi bo Induna ensikazi? yiSiNdebele sangaphi leso? Ungani nje ukhuluma ngenyamazana hatshi abantu!
|
|
|
|
Joined: Oct 2003
Posts: 16
Mafikizolo
|
Mafikizolo
Joined: Oct 2003
Posts: 16 |
Igama elithi "nduna" yisiqu segama induna. Uma sesibheka ubulili siyabe sesibheka ubu-"duna", for example, benja kumbe ubusikazi benja. EsiNtwini kwakungejwayelekanga ukuba le-"nduna" yomuntu wesifazana ngakho kwaya lajwayeleka leli gama elithi "nduna" ngoba ibusa umuntu wonke esigabeni. In other words, the father of that particular isifunda. The word "duna" essentially refers to the male species.
|
|
|
|
Joined: Nov 2002
Posts: 586
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Nov 2002
Posts: 586 |
Mabila, Kawuluzwanga olunye uhlanya eNgutsheni baluthola lulunguze ngaphansi kwemota. Balubuza ukuthi kanti wenzani. Lwaphendula lwathi "Ngifuna ukubona kumbe ngenduna kumbe ngensikazi!" <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" /> <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/kill.gif" /> Kodwa iqiniso sibili nxa sesikhuluma. Kukhona isigaba sasemaNdebeleni esileNduna engumfazi ngenxa yokuthi uyise kazalanga ndodana. Labo ababe sebebona ngama 1995-7 bayayikhumbula l'indaba eyahluphayo eyenduna ensikazi. Ngiyabona kwenzakala eNswazi. Bakhona yini abaphuma eNswazi eNkundleni bayifakaze. Kabizwa Nduna na loMama?
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Bhudaza!
Inhlanya ziyagula singeke sazilandela.
Ngiyakuzwa, utsho uSinobuhle Mabhena owayeyindlalifa emzini we nduna ngapha ngemangweni weNkayi/Nyathi??. Ungathi ngiyayikhumbula indaba yakhe oWelshman Mabhena besala ukuthi agcotshwe ngoba ngungakaze kwenzakale ukuthi owesintwana agcotshwe ukuba yi Nduna. Ngibona engani lokhe eyiyo kumbe bamesula ngokuzithwala kwakhe lokwenda angsakwazi.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Ngaze ngakhala ngedwa njenge ntandane kulumuzi! Sibalukhulu, uthe usuphelelwe na kumbe lokhe usazama?
|
|
|
|
|
|