0 members (),
53
guests, and
0
robots. |
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Sibalukhulu!
Umuntu vele ludubo selikwazi lani by now. Umnika isandla yena sefuna ingalo yonke. Ngiyayithanda kakhulu irecognition eliyinika laba abafana lami abalawula kakhulu lanxa nje beziwumanela. Pho ke lapha ngizibona sengifike kubanga lokuthi ngithiwe ngiyiNduna eNkundleni.
Mhlawumbe lisungula i forum yenu alizange linakane ukuthi kungaba lowesintwana ongalawula njengami. Kuqondile. Pho njengoba sengifikile kulelo banga, kuqondile ukuthi lami ngithiwe "Nduna"? Angila phela ama lokhuzeni <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" />
Ngidingelani ititle e gender sensitive hawu bantu! Mina I am a very proud Ndebele woman. I don't wantr to be mistaken for a man ngitsho lakancane.
Ngilama suggestion lami Nandi, Ndlovukazi kumbe liphi lani elingalinakana okulokuhlonipha uMama phakathi.
Ngiyabonga
|
|
|
|
Joined: Feb 2004
Posts: 649
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Feb 2004
Posts: 649 |
Mabila Sothole! Sogodi Khanyile Mthiyane Mathamb' espokopoko
Mshana wami, awu nkosi yami! Wacela ukuba yindlovukazi noma uNandi, kepha izicukuthwane zesigungu zakupha isicoco sokuba yingane yentombazane yenkundla. Interesting indeed. From isikhulu to a daughter!
Methinks you're demoted!
uMntongenakudla kaNgogwane waKwaDlangezwa. uVeyane. Inkwali yenkosi. umcondo yegusha.
Inxangiphilile. KwaMtubatuba. KwelikaMthaniya.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Sibalukhulu! Isintu laso! Ngiyazi sibili ukuthi akula equivalent yeziNduna ngaku gender yabo mama esintwini. But eyenu i gender disparity isi worse! Indodakazi isiphansi kakhulu hawu kule nduna. Selingedlulwa ngabe tshabi ngoMbuya Nehanda wabo...hayi bo...zamani futhi?
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Phepha Sibalukhulu sengikuthwalise nzima. Asiqhubekeni sizama sizaze sikuthole. Okulenkani ngokunjani. I Nkosazana phela lokhe ingaphansi kweNduna! Asiqhubekezni sizama. Ngiyabonga kakhulu to see that you are responding posititively to my plight.
|
|
|
|
Joined: Nov 2002
Posts: 586
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Nov 2002
Posts: 586 |
Induna kuthiwa yiNduna ngesiNdebele lanxa insikazi. AbeNswazi abaleNduna engumfazi bangangifakazela.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Bhudaza <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/kill.gif" /> <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/kill.gif" /> <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/kill.gif" /> hk hk hk hayi bo Induna ensikazi? yiSiNdebele sangaphi leso? Ungani nje ukhuluma ngenyamazana hatshi abantu!
|
|
|
|
Joined: Oct 2003
Posts: 16
Mafikizolo
|
Mafikizolo
Joined: Oct 2003
Posts: 16 |
Igama elithi "nduna" yisiqu segama induna. Uma sesibheka ubulili siyabe sesibheka ubu-"duna", for example, benja kumbe ubusikazi benja. EsiNtwini kwakungejwayelekanga ukuba le-"nduna" yomuntu wesifazana ngakho kwaya lajwayeleka leli gama elithi "nduna" ngoba ibusa umuntu wonke esigabeni. In other words, the father of that particular isifunda. The word "duna" essentially refers to the male species.
|
|
|
|
Joined: Nov 2002
Posts: 586
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Nov 2002
Posts: 586 |
Mabila, Kawuluzwanga olunye uhlanya eNgutsheni baluthola lulunguze ngaphansi kwemota. Balubuza ukuthi kanti wenzani. Lwaphendula lwathi "Ngifuna ukubona kumbe ngenduna kumbe ngensikazi!" <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" /> <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/kill.gif" /> Kodwa iqiniso sibili nxa sesikhuluma. Kukhona isigaba sasemaNdebeleni esileNduna engumfazi ngenxa yokuthi uyise kazalanga ndodana. Labo ababe sebebona ngama 1995-7 bayayikhumbula l'indaba eyahluphayo eyenduna ensikazi. Ngiyabona kwenzakala eNswazi. Bakhona yini abaphuma eNswazi eNkundleni bayifakaze. Kabizwa Nduna na loMama?
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Bhudaza!
Inhlanya ziyagula singeke sazilandela.
Ngiyakuzwa, utsho uSinobuhle Mabhena owayeyindlalifa emzini we nduna ngapha ngemangweni weNkayi/Nyathi??. Ungathi ngiyayikhumbula indaba yakhe oWelshman Mabhena besala ukuthi agcotshwe ngoba ngungakaze kwenzakale ukuthi owesintwana agcotshwe ukuba yi Nduna. Ngibona engani lokhe eyiyo kumbe bamesula ngokuzithwala kwakhe lokwenda angsakwazi.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Ngaze ngakhala ngedwa njenge ntandane kulumuzi! Sibalukhulu, uthe usuphelelwe na kumbe lokhe usazama?
|
|
|
|
Joined: Feb 2002
Posts: 632
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Feb 2002
Posts: 632 |
Bhudaza
Uzakhumbula ukuthi lumfazi wabekwa nguMgabe ngenkani abakithi besala ikakhulu uMabhena. WayengoweMat. South lumama.
Liyabona ke ukuthi iZPF ibulala njani amasiko akwethu!
Just becoz they had Nehanda as their leader sebesenza inkani ukuthi kube njalo kithi.
Bevele befunani kwezakithi ezamasiko. ukuwabhidliza kuphela.
|
|
|
|
Joined: Aug 2001
Posts: 481
Nduna
|
Nduna
Joined: Aug 2001
Posts: 481 |
</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Originally posted by Mabila: Sibalukhulu, uthe usuphelelwe na kumbe lokhe usazama? </font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif"><img border="0" title="" alt="[Razz]" src="images/icons/tongue.gif" /> Mind your language <img border="0" title="" alt="[Razz]" src="images/icons/tongue.gif" />
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Potshoza! Uzama ukuthi ku Sibalukhulu <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" /> ? Kubotshwa wena hatshi mina! Yindaba ubala into engatshiwongo? U Sibalukhulu kusale ngitshudulana laye ngalindaba uyayazi!
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
Kuthiwa nguSinqobile leyo nduna yesimame, ngeyalaphana eNswazi duze laseMathendele.
Mina bengingacela kusetshenziswe elithi Ndlovukazi, ngezizathu engingeke ngizibeke manje.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Correction! Ngiphambanise ityping phezulu lapha bantu.
Bengithi mina "uSibalukhulu kudala ngitshudulana laye ngalindaba."
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Sibambamahawu!
Ehe nguye uSinqobile. Asazi ukuthi ngimthethe ngaphi uSinobuhle. Mhlawumbe ungachaza ukuthi why ukhetha i"Ndlovukazi" uzakuzwisisa uSibalukhulu.
|
|
|
|
Joined: Nov 2002
Posts: 586
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Nov 2002
Posts: 586 |
Yikho ebengizama ukukutsho. Ukuthi induna le engumfazi ibizwa kuthiwe yinduna kunjalo. Ngakho ke uma sesifika kuleli banga igama elithi nduna liyangena laba kwesimame.
Mabila, ngabe vele wavuma ukuba yinduna wazithulela, awubheke manje usuyi nkazana!
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Bhudaza,
"Nduna" is definitely a male gender title. Asibeni banzi lathi sikhulise ulimi. Alivele elitsha ibala nxa livela kumbe sili invente.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 643
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 643 |
Mabila
Usuzabayi ndunakazi ke. Nxa leli gama lingekho eSintwini, lizabakhona ngoba ulimi luyakhula ngithi. Leli elithi Ndlovukazi ngiyalithanda.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Uyabona manje ubuhle bokuzala! Wena ucabangile mntanami!
|
|
|
|
Joined: Nov 2002
Posts: 586
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Nov 2002
Posts: 586 |
Siyaxolisa ngoku ngacabangi thina.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Bhudaza,
Lami angicabanganga sibili. It just hit me reading Sgero's ncwadi that YES all that could be done is ADD the suffix KAZI appropiately and we are home. It looks very easy nxa sekuvele komunye. Yikho abadala besithi ukwanda kwaliwa ngabathakathi!
|
|
|
|
Joined: Sep 2003
Posts: 1,077
Nkosi
|
Nkosi
Joined: Sep 2003
Posts: 1,077 |
Mabila
Hawu usuyi "Nkosazana" (Nkosazana Zuma nk nk nk nk!!)
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Nkosi
Ngingaba njani yi Nduna njengawe? Sehlukene ekwakhiweni nguMdali wethu angithi? Kuqondile ukuthi wena ubeyi Nduna hatshi mina.
Endaweni ezinengi ibala lesilungu elithi "man" has been replaced by "person" angithi? Bathi yi gender neutrality! ESintwini khona kwehlulani?
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Ha ha ha ha ha haaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa Sibalukhulu!!!!!!!!!!!!!!!!! <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" /> <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/kill.gif" /> Sengiyi Nkosikazi manje hk hk hk hk. The title must always be tied to a MALE hk hk hk. I cannot exist on my own hk hk. Uzangemphula imbambo zami pulizi hk hk hk!!!
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 1,304
Nkosi
|
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 1,304 |
Kanti kungaba njani singa dala amabala amatsha, okubiza, kunhlangothi ezinjengalezi?
Singeba lakumaZulu kumbe abe Swati, Xhosa, kumbe amaNdebele egoli. Yikho its either siyeba kumbe siyadala amatsha amagama. Hk Hk Hk
Mabila, usuyi Nkosikazi yethu enkundleni. <img border="0" title="" alt="[Wink]" src="images/icons/wink.gif" /> <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" /> Hk Hk
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Ngivumelana lawe sibili Dok. Asenzeni njalo ngoba uSibalukhulu laye uthwele nzima.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
GPN GPN GPN <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/yelclap.gif" /> Liyazama Sibalukhulu!! From Nkosikazi to Babakazi to Gogo <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/kill.gif" />
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
Hhayi cha mina leli elikaBABAKAZI angivumelani lalo. Kanti kungani oSibalukhulu bengaceli imibono yabantu, kuqalwe nje uhlelo lwamagama abesimame abazibandakanya emsebenzini wesizwe. Sifuna amagama azakhombisa ukubahlonipha njalo akhombisa ukuthi siyabonga ngemisebenzi emihle abayenzayo. Kodwa leli elikababekazi ngicabanga ukuthi lisuke libavalele ekhaya nje kuphela lingabhekeli iqhaza abalithatha ngakwezombusazwe.
|
|
|
|
Joined: Apr 2004
Posts: 372
Nduna
|
Nduna
Joined: Apr 2004
Posts: 372 |
ngangcono ube yi Ndunamabila; ngelitsha lelo esindebeleni. <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/yelclap.gif" /> <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/kill.gif" />
|
|
|
|
Joined: Apr 2006
Posts: 126
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Apr 2006
Posts: 126 |
Obabakazi baqakathekile kumndeni weSizwe. Yibo abaphethe imizi, abondli njalo abaxwayisayo. Ngakho ukuze umuntu abe lolwazi lokuhlela kwezo mbangazwe kumele abe lolwazi kokondliwa kweSizwe. Ngokusobala ukuthi isizwe sibanzi, imuli layo kayiqakathekiswe ngenxa yokuthi kulapho okusukela khona yonke into enhle. Esikhathini esinengi umntwana ondleke kahle ukhula abe lobuntu, njalo laye uBabakazi osiza ekukhuliseni lekondleni abazukulu wakha isizwe. Njalo kakutsho ukuthi uMama obalulekileyo kwezo mbangazwe kasu Babakazi wezizukulwane zakhe.
|
|
|
|
Joined: Apr 2003
Posts: 1,399
Nkosi
|
Nkosi
Joined: Apr 2003
Posts: 1,399 |
Bafowethu.
Ngicela ukuyithenga. Ngizavumelana lo Sibalukhulu ngo Babakazi. Imibuso eminengi imi ngenxa yabo obabakazi. Imizi imi ngabo. Mina umama ongizalayo wayethi nxa elenkulumo ngokwangakithi, ayebiza udadewabo kababa. Bazakuthi sebeyihlafunile, bayibike lapho emele iqonde khona. Yikho Khazi, akusikukuchothoza ukuthi babakazi. Lona ngesintu litsho "Ubaba Obuthakathaka." Yikho loba umbuso wawugelezela kubo baba, kwakusazakala ukuthi bakhona obaba lapha ekhaya, abaphiwe ngokufihliweyo. Liyahlonipheka sibili elithi BABAKAZI.
Li Zwangendaba.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Ngilalele Sibalukhulu lakuwe Khazi. Kunganjani liveze i hierachical structure yonke yabesintwana from mafikizolo upwards....siyihlosisise injalo?
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 643
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 643 |
Ungasuka kuBabakazi uzaba yi Ndlovukazi Mabila. Iziphathamandla zingenza njengalokho okutshoyo, sizabalendawo lapho esizasukela khona. Sizalinda.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 1,304
Nkosi
|
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 1,304 |
Yebo babakazi. Hk Hk, loba lihlonipheka lelo gama, bengingali cabangelanga.
Mna ngizoba ngubani after Induna. Ndunankulu? Hk Hk. DA <img border="0" title="" alt="[Smile]" src="images/icons/smile.gif" /> kumbe njalo Khansila. <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" />
Yeish kumnandi la...
|
|
|
|
Joined: Apr 2004
Posts: 372
Nduna
|
Nduna
Joined: Apr 2004
Posts: 372 |
hhayi uzaba ngu GOSA. hk hk hk
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
U Sibalukhulu ngiyabona selibele. Sibalukhulu, sacela i hierarchy yama user titles abesintwana. Silokhe silindile munt'omdala. AMENI.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 643
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 643 |
Emagameni lapha nxa kuzaba le revision kuzamele kungene amanye amagama anjengo 'Mlisa', 'Sobhuku', 'twatfani' hk hk hk. Hayi leli elokucina lingama kumbe silithumele abetshabi.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 1,304
Nkosi
|
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 1,304 |
Hk Hk Uyangchaza Sgero! Kuhle ukunike za ama sajestini kuSubalukhulu. Kugcono sisebenzise awe ami, anjengokuthi Sayijeni, Khophorolu, Bregediya Hk Hk.
|
|
|
|
Joined: Apr 2006
Posts: 126
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Apr 2006
Posts: 126 |
</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Originally posted by Mabila: <strong> Phepha Sibalukhulu sengikuthwalise nzima. Asiqhubekeni sizama sizaze sikuthole. Okulenkani ngokunjani. I Nkosazana phela lokhe ingaphansi kweNduna! Asiqhubekezni sizama. Ngiyabonga kakhulu to see that you are responding posititively to my plight. </strong></font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">I think you will find that Inkosazana ngesintu is the goddess of rain. Ngilinganisele ngothingo (umchilo) weNkosazana (rainbow).
Ngakho lapha Mabila wawuphakanyisiwe okwamagama.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Iyabongeka impendulo yakho Sibalukhulu njalo lami sengifundile. Mina ama gama engiwazi esetshenziswa ukuphakamisa omama esintwini yiwo wonala awabo Nkosazana, Nkosikazi lo Ndlovukazi ngoba kwakungekho esintwini ukubeka abesintwana esikhosini esingakulinganisa labo Nkosi, Nduna labo NdunaNkulu. Ukhanya wena usiza lendlela entsha esebenzisa itheme yama Goddess, angiyazi ke leyo. Kumnyama kimi sibili.Angikaze ngizwe ama Goddess esintwini. Ngingajabula ukuthola lolulwazi nxa ungangilayela ugwalo lapho olutholakala khona. Pho uBabakazi simfakanjani ngaphezu kuka Goddess? Kungenelana njani lokhu kumbe sisenza i brainstorming nje?
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 1,304
Nkosi
|
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 1,304 |
Mina ngibona angani igama elifanisa uGoddess linga thathwa kubi, ngabanye ngenxa yokholo lwabo. Induna, labo Sakhamuzi ngama gama aqondane lesintu sakithi, kodwa ngenxa yokuthi uGoddess akekho kithi, kunga cina kusenza abanye bazwe angathi, kulo Nkulunkulu we sifazane, njalo ibanga elinjalo litsho ukuthi lowo owethesiweyo, use ngango Mdali.
Ma singa sebenzisa amagama atholakala esintwini sethu, ngebanga elinga fikwelwa ngabantu, ngibona angani kungenza ubungcono ekuzwisiseni, lwekwamukeleni ibanga elinjalo.
Case handcuffed!
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 1,304
Nkosi
|
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 1,304 |
Kungcono ukuthi, Babakazi kulo godesi, ngokubona kwami. Siyabonga Sibalukhulu, ngokusiphathisa kudaba lolu, ungadinwa lakusasa.
Phambi kwe Nduna, silo bani bakithi? Kumba njalo silo Gavena. Hk Hk
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 643
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 643 |
Sibalukhulu
Hayi iyabongeka indaba yakho oza layo. Mmmm mina lami ngivumelana lo Dok lo Mabila. Ama Goddess kithi ayengekho, njalo njengoba u Kheneli Gavena Dok etshilo, kulenkolo ezinengi lapha ekhaya abanye ngeke baphatheke kahle.
Asilibeni sidinga nje sizaphuma laqondileyo athandwa nguzulu wonke.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
OP
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Sengiphendukile njalo Sibalukhulu nhk hk hk Mehlo madala Munto'mdala!
Seyaphelala ngaphi kanti indaba yethu le? Ngibona angani kulobu haphazard thize ekusebenziseni ama user titles kwabesintwana. Ukhanya usube lemibono emitsha nanku nginanzelele ukuthi uBunandi Killi Me sengu Ntandokazi. Ngcwalisa munto'mdala usambulele iminakano yakho ukuthi siqala ngaphi sisiya ngaphi hk hk
Angibonge ngembeko langokuzithoba!
|
|
|
|
|