Inkundla3
Who's Online Now
0 members (), 28 guests, and 3 robots.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Previous Thread
Next Thread
Print Thread
Rate Thread
Page 12 of 13 1 2 10 11 12 13
Joined: May 2004
Posts: 1,304
Nkosi
***
Offline
Nkosi
***
Joined: May 2004
Posts: 1,304
</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Originally posted by see:
<strong>...lami ngingathi ukubonga lomsebenzi owenziwa kulenkundla. kuyathokozisa ukubona abantu befundisana ngezempilakahle...</strong></font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Ngiyabonga sihlobo sami, ngokuba ngibona impumelelo kulokho engikwenza enkundleni - kusahluko lesi se mpilakahle. Ungipha amadlabuzane lamandla okuqhubeka.

</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">...umama wami ngangimuzwe ekhala ngalumkhuhlane osuvamile kulezinsuku okuthiwa yi-athritis...</font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Athritis

Kulabo abangaziyo ngalumkhuhlane, iAthritis ngumkhuhlane omubi owenza ukuvuvuka lobuhlungu kumalunga omzimba (joints). Ulakho njalo ukwenza ukuthi lowo othe wabanjwa yiwo ehluleke ukusebenzisa lawo malunga. Ovame kakhulu ngesilungu ubizwa Rheumatoid Arthritis.

Kulemihlobo ethile yemikhuhlane yamalunga omzimba, iminye ibalisa i osteoarthritis le gout.

Kumifanekiso engiyifake phansi la, kulemihlobo ehlukeneyo ye athritis.

Amachatha abomvu aveza indawo ezehlukile lapho umhlobo we athritis ojonga khona.

Le ephansi yiyo i Rheumatoid Arthritis
<img src="http://img458.imageshack.us/img458/363/arthritis61yf.jpg" alt=" - " />


Le ephansi yiyo i osteoarthritis
<img src="http://img458.imageshack.us/img458/5295/arthritis25uw.jpg" alt=" - " />


Le ephansi yiyo i gout
<img src="http://img356.imageshack.us/img356/3341/arthritis34hq.jpg" alt=" - " />

--

Ulwazi lokuthi yenziwayini lungathi alwandanga, kulokhe kulokucabangela ukuthi, ngumkhuhlane ongabangelwa lufuzo kumbe. Umkhuhlane lo ungathi uyahlupha ukuhlola ngoba uqalisa kancance kancane ungela ndlela ezitshengisayo sobala, kodwa nxa uthe wabanjwa masinya ne kubangcono ngoba ulakho ukuthola ama imithi angama non-steroidal anti-inflammatory.

Lapha eAfrika kulokhe kule ndubeko ekwelatshweni kwalumkhumhlane. Kukhona abezwa Joint replacement surgery ongayithola kumazwe awamakhiwa.

Joined: May 2004
Posts: 349
Nduna
Offline
Nduna
Joined: May 2004
Posts: 349
ngikwethulela ijazi mfowethu muhle umsebenzi wakho
sengathi inkosi ingengeza iminyaka phezu kwaleyi eyakunikeza yona.

Joined: Dec 2002
Posts: 66
C
Sakhamuzi
Offline
Sakhamuzi
C
Joined: Dec 2002
Posts: 66
siyabonga bhudomkhulu lawe sisiwakhe,bengithi ngizabuza pho lichazile kahle ,kimi into nje angizwisisi ukuthi why ngilesifo seshukela and to make matters wes ngiyazihlaba pluz amapilisi.akungipathi kahle lokhu .ngingedwa kunzima ukupeka nsukuzonke so junk food yiyo epuma pambili,sengidiniwe ngokuzihlaba bengithi bazathi ngiyeke but bathi ngizozihlaba impilo yami yonke,ngalandukuzosebenza lapa po nxa sengithathana lezifo zamakhiwa kuyangisinda,angazi ngizoya nini koqandayumoya nipumume,phela sengimbobombobo ngapansi kwenkaba b4 ngifike 40.sengizidelile

Joined: Nov 2005
Posts: 41
Mafikizolo
Offline
Mafikizolo
Joined: Nov 2005
Posts: 41
Nsizwenye ngizwelana nawe. Anginalo ulwazi kangako mina kodwa ngicabanga ukuthi lapho ekudleni kwakho, ake uzame ukudla okuphekwe ekhaya ungafaki amafutha amaningi kanti futhi uzame ukugwema lezi ezinoshukela wenabafo.

Okunye ukuthi ungahlali ungadlile uze uzwele indla. Idla noma isithelo esisodwa emvakwesidlo sasekuseni ngaphambi kwesasemini phecelezi (in between) Njengoba ngishilo ukuthi anginalo olutheni ulwazi ngiyethemba uzokwenanela uDokotela. Uphole uphile nganeyakwethu

Joined: Dec 2002
Posts: 66
C
Sakhamuzi
Offline
Sakhamuzi
C
Joined: Dec 2002
Posts: 66
ngiyabonga mfowethu ngenduduzo yakho ,but ke eqinisweni akululanga ukuzizwisa ubuhlungu (ukuzihlaba)mihla yonke pluz ukupeka ngiyazama ,kodwa inye nje into enzima ,ngizelwe lamantombazane kupela so bengingumamas baby,manje ngihlala ngedwa kashana kabi labo dadewethu,yiyo nje into eyenza ngipile ngabo junk food.ekwelasheni ayikho insolo kodwa odokotela basho njengoba usho ,but kunzima izandla zaqunya ngodadewethu bethi bayangizwela kanti cha <img border="0" title="" alt="[Embarrassed]" src="images/icons/blush.gif" />

Joined: May 2004
Posts: 1,304
Nkosi
***
Offline
Nkosi
***
Joined: May 2004
Posts: 1,304
<img src="http://img473.imageshack.us/img473/7628/clavicul3nw.png" alt=" - " />

Please do not copy this image or sumbit it to any other site.

Joined: Sep 2005
Posts: 7
N
Mafikizolo
Offline
Mafikizolo
N
Joined: Sep 2005
Posts: 7
Inhle le ingxoxo. Ayiyephambili.

Bakithi, mina bengicela ukubuza ngama 'tonsils'(is this right?). Lezi izilonda ezenza kubebuhlungu emphinjeni, wehluleke lokuginya amathe.

I have 'had' them three times in my 30 years. From age 25. And although it is years since I suffered from them, ngizwe umama ekhaya esithi, abaphethe.

Joined: Dec 2005
Posts: 52
Sakhamuzi
Offline
Sakhamuzi
Joined: Dec 2005
Posts: 52
BAFOWETHU NGIYABONGA KAKHULU NGENGIKUFUNDE LAPHA NGILETHULELA INGWANE EKHANDA NGIPHELE AMANDLA NGAKHO ENGILAKHO NGITHI NGIYABONGA BAKWETHU

Joined: Aug 2005
Posts: 517
Ndunankulu
*****
Offline
Ndunankulu
*****
Joined: Aug 2005
Posts: 517
To those who know "ingulabusuku" Tell me ibangwa yini njalo ingavikelwa kanjani?

Joined: Oct 2003
Posts: 574
Ndunankulu
Offline
Ndunankulu
Joined: Oct 2003
Posts: 574
bakithi ngilombuzo lapha.kuyini exactly 'ithrush'?ibangwa yini,iyathelelwana yini and ingavikelwa kanjani?Can in be grouped under isiki (STDs) or what?what are its dangerous etc

ngiyabonga


Laziness is nothing more than the habit of resting before doing any work.
Page 12 of 13 1 2 10 11 12 13

Moderated by  Jakalas 

Link Copied to Clipboard
ShoutChat
Comment Guidelines: Do post respectful and insightful comments. Don't flame, hate, spam.
Advert
Powered by UBB.threads™ PHP Forum Software 7.7.5
(Release build 20201027)
Responsive Width:

PHP: 7.3.31 Page Time: 0.019s Queries: 34 (0.006s) Memory: 0.8128 MB (Peak: 1.5664 MB) Data Comp: Off Server Time: 2021-10-23 20:57:16 UTC
Valid HTML 5 and Valid CSS