0 members (),
26
guests, and
1
robot. |
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
OP
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
Kulabo abathanda umculo omnandi we REGGAE nawo wonke nje onhlobonhlobo kodwa umnandi kakhulu asihlanganeni ngolwesine kusukela ngo7pm British time. Lizobe linabasakazi benu abasha lapha KuShaya FM, umsakazo wesizwe sikaMthwakazi, uJack ohamba ngelika Fireman kunye noThulani Nkala. Abangabe belizicelo ikakhulu kuloluhlangothi lwezeReggae abasho bakwethu ukuze sijabule nani, sidlale ezithandwa yini. Kuwe dadewethu Mkabayi ocele ekaBunny Livingstone Wailer, angikhohliwe ngiyeza nayo.
Asihlanganeni Mthwakazi, sizozakhela esethu isizwe, akekho ozasakha lesi ngaphandle kwethu.
|
|
|
|
Joined: Aug 2003
Posts: 362
Nduna
|
Nduna
Joined: Aug 2003
Posts: 362 |
Sibamba..,
Sizothiya indlebe sikhulu.Kengibuze mfowethu,kuneculo elinamagama athi, "When love is far away everyday seems longer and as I wite back to you my love gets much stronger,with those Three little words saying I Love YOU...." Ma uyazi sikhulu akungikhumbuze ukuthi wubani awayiculayo njalo mani ninayo ningishayele yona ngoLwesine kumdumo wamaKhosi.Kuyabongeka.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
OP
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
Maqhamehlezi Yadlalwa nguDon Carlos. Ayishayi nje ilomuntu phansi, ngizoyidinga, uma ngingayithola ngizokudlalela yona.
Ngiyabonga mfethu ngokusukumela phezulu uma imbizo ibizwa. Awenziwe umsebenzi wesizwe madoda. UZWANGS ubezokuthi umsebenti wetive.
|
|
|
|
Joined: Jun 2005
Posts: 186
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Jun 2005
Posts: 186 |
Sibambamahawu....
kuhle sibili sizobe sithiye indlebe ngolweSine. Ubonike uBunny Wailer uma ungafaka idlalade lakhe elithi Roots Radical Rockers Reggae (uma nginga phambanisi igama layo)....usuke uzihambele lisale likhala lonke lize liyophela hawu ungabe nje uyitshaye ekhaleni....kodwa ngingalelela inoma yiphi ingoma esuka kulolelo dlalade.
|
|
|
|
Joined: Aug 2005
Posts: 456
Nduna
|
Nduna
Joined: Aug 2005
Posts: 456 |
Sibambamahawu....
Usamkhumbula uKING SOUNDS AND THE ISRAELITES? Ngicela ungidlalele ethi yona I DONT WANT TO HATE[HURT] YOU. Sho fethu
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 349
Nduna
|
Nduna
Joined: May 2004
Posts: 349 |
hola sibamba mpintshi yegazi kwezothando ngomculo welege ungangikhohlwa ngomculo ka beres hammond,sanchez and more these guys baphethe umtshado wami.
sizothiya indlebe baba sibuye sinxuse abanengi. msakazo for life.
|
|
|
|
Joined: Jun 2004
Posts: 329
Nduna
|
Nduna
Joined: Jun 2004
Posts: 329 |
Sibamba baba Kuyabongeka baba sizothiya sibili. Mina ngicele u I Jah Man ethi : This heavy load uma ungayithola wethu
|
|
|
|
Joined: Dec 2005
Posts: 153
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Dec 2005
Posts: 153 |
sizolindela, nami ngicela lingitshayele ethi yona kumbe elamagama athi wona "Gonna get you", eka Steel Pulse maa ninayo. Kudala ngayicin'ukuyizwa. Yi kuthi igama ledlalade angisaliqondisisi kakahle, kodwa yonkeyonke eka Steel Pulse ngangiwela okubi.. <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" /> <img border="0" title="" alt="[Big Grin]" src="images/icons/grin.gif" />
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 643
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 643 |
Mfan'omdala ungirikite ngo Toots and the Mytals benyathela kancane ngo Peace, Perfect Peace. Khonapho nje ikhanda lisabhoda ubungena ngo Maharahara lapho angikhethile.
Kubonga mina, ngizabe ngithiye indlebe.
|
|
|
|
Joined: Aug 2005
Posts: 456
Nduna
|
Nduna
Joined: Aug 2005
Posts: 456 |
Ngizafaka esinye isicelo njalo ngomdumo wamakhosi.Msakazi ngizofuna ukuba ungidabulele ibhurugwe ngengoma ethi 'wandering wanderer' lethi 'system own them babylon control them',Sengiyolibala umculi wazo lezi ngoma,ukhona osakhumbula igama lalaba baculi? ROOTS REGGAE RADICS,LETS VENTURE INTO DERIOUS REGGAE BUSINESS
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
OP
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Originally posted by mninimuzi: <strong> Ngizafaka esinye isicelo njalo ngomdumo wamakhosi.Msakazi ngizofuna ukuba ungidabulele ibhurugwe ngengoma ethi 'wandering wanderer' lethi 'system own them babylon control them',Sengiyolibala umculi wazo lezi ngoma,ukhona osakhumbula igama lalaba baculi? ROOTS REGGAE RADICS,LETS VENTURE INTO DERIOUS REGGAE BUSINESS </strong></font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Usayikhumbula iMisty in Roots?
|
|
|
|
Joined: Feb 2004
Posts: 101
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Feb 2004
Posts: 101 |
kuyabongeka bobaba jamming ubusukubonke yiyo ikhisimisi yethu hk hk mina nxa lingaqhunsela i culture lo tosh ikakhulu ingoma ye culture ethi Adis ababa , abacululi abafana lo denis brown, black uhuru le morgan heritage ingoma zabo ziyangithinta?zizadibana kkhona golwesine majita....
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Manini kengibuze ku Sibamba. Angithi uJudy Boucher laye ucula i reggae nje? Nxa iyiyo kumbe ingayisiyo mina ngicela ungihlephunele ingoma ethi "I wannna wake up with you" from her dlalade "Tears on my pillow!" In the meantime ngisadinga owokuculela leli culo elingihlengezisa izinyembezi. Bakhona na o cook his ama voluntiya <img border="0" alt="  " title="" src="graemlins/bigcry.gif" /> Ngicula ngcono kakhulu kulo Sgero hk
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 741
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 741 |
Azitshe aluthunqe uthuli kudabuke ibhulugwe thina sizaqakezela amagabazi hk hk hk. Lingangibizeli esitikini ngoba ngizabe ngilijekele imiduli ukuthi ingaliweli, hk hk hk.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
OP
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
Siphepheli ngisacabanga ukuthi wena yiphi engakukhipha emudulini, ngingayithola uzozwa ngayo sengiyidla, ngiyakutshela wena kababa, uthuli lobhuqu phezulu kuphela.
Mabila ngiyavolontiya mina, nginguphekeyakhe, ngiculele ngizwe.
Abanenhlanhla vele njengamanje sengiwaqoqile amaculo abo, labo engingakawatholi ngisazama ukubafunela wona, ngiyethemba uma ulwesine ethi qathatha, konke kuzobe sekulungile, sekumi ngabononina.
|
|
|
|
Joined: Aug 2005
Posts: 456
Nduna
|
Nduna
Joined: Aug 2005
Posts: 456 |
SIBAMBA Ngiyabonga mfowethu yiyo iMist ln Roots,ngicela ungidabulele ibhurugwe mfowethu.
|
|
|
|
Joined: Jun 2005
Posts: 186
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Jun 2005
Posts: 186 |
Sibambamahawu
usayikhumbula iqembu le Aswad uma ulalo ungangiqhunsela ingoma yabo leyana abaduma ngayo ethi " Dont turn around......" (uma njalo nginga phambanisi igama lengoma )
|
|
|
|
Joined: Feb 2004
Posts: 101
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Feb 2004
Posts: 101 |
hk hk hk ungalibali o skuza labo Jambo phela amadoda akithi lanxa ungathola u BRENDA FASSIE LAYE ULENUMBER EMNANDI KABI...TSHOVA MALANGA HK
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Lo Lucky Dube sibili laye asekelane labanye bakhe!
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Lo Lucky Dube sibili laye asekelane labanye bakhe!
Hagh sekulidili sibili Sibamba! Size siphetheni ezandleni okufana lokunathwayo, okubhenywayo, okumumuzwayo, okuhwithwayo, okuhahazwayo lokokuqoqomela. Yonk'into! Sekumele size lama phijamasi ngoba angiboni siphenduka ngemakhaya ethu......
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
OP
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Originally posted by Mabila: <strong> Lo Lucky Dube sibili laye asekelane labanye bakhe!
Hagh sekulidili sibili Sibamba! Size siphetheni ezandleni okufana lokunathwayo, okubhenywayo, okumumuzwayo, okuhwithwayo, okuhahazwayo lokokuqoqomela. Yonk'into! Sekumele size lama phijamasi ngoba angiboni siphenduka ngemakhaya ethu...... </strong></font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Kumele abantu beze bengaphethe lutho, konke abakufunayo bazokuthola khona kuShaya FM umsakazo wesizwe sikaMthwakazi, abantu bengeza bephethe okokuqoqomela kuphela, ikakhulu osisi. Be prepared to be entertained, be prepared to be challenged, when music speaks hearts and minds can be changed forever. Those who like this type of music or those who have listened to it know very well that this type of music knows no laws of man nor adheres to any unjust laws of these people who call themselves governments while oppressing the innocent people.
|
|
|
|
Joined: Aug 2001
Posts: 481
Nduna
|
Nduna
Joined: Aug 2001
Posts: 481 |
Some call him a genius, others claim he's certifiably insane, a madman. Truth is, he's both, but more importantly, Lee Perry is a towering figure in reggae -- a producer, mixologist, and songwriter who, along with King Tubby, helped shape the sound of dub and made reggae music such a powerful part of the pop music world. Along with producing some of the most influential acts (Bob Marley & the Wailers and the Congos to name but two) in reggae history, Perry's approach to production and dub mixing was breathtakingly innovative and audacious -- no one else sounds like him -- and while many claim that King Tubby invented dub, there are just as many who would argue that no one experimented with it or took it further than did Lee Perry. <img src="http://www.bergenjazzforum.no/admin/nyhetsbilder/54.100.gif" alt=" - " />
Ngubani ozabe ele khokhokho?
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
OP
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
Potshoza Noma kanjani, liyana noma libalele ngisho lasebukhweni bezinja, ngizokudlalela lona ijaha elidala.
|
|
|
|
Joined: Sep 2003
Posts: 50
Sakhamuzi
|
Sakhamuzi
Joined: Sep 2003
Posts: 50 |
etha Sibamba thx for organizing this sbali thina esithanda umculo ozothileyo we felt left out kushaya fm but kuhle lokhu eselikwenzile. Mina bengicela any song from I-Roy 's album okuthiwa "world on fire" ,lapho you wud have made my year mdala, i've been looking for this album for years ,play especailly ingoma okuthiwa "the package",tha sbali!!
|
|
|
|
Joined: Jun 2005
Posts: 186
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Jun 2005
Posts: 186 |
Sibambamahawu
yey' manje ngasengijabula kakhulu ngekela lokukhangela ukuthi uhlelo luqala sikhathi bani. ngoba 7pm British time thina abanye "across the pond" siyobe singakafiki ezindlini. ngingazi kumbe izobakhona i repeat of the same program.....
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 2,124
Nkosi
|
Nkosi
Joined: May 2004
Posts: 2,124 |
Nceda Mahawu utshayele elinye ilwalicatsha laphe khaya uMutabaruka. Umtshayele u "Revolt Ain't A Revolution" ephuma ku sidlalade Any Which Way....Freedom. Ngethemba uzajabula kakhulukazi. Kade angicela ukuthi ngimthumele lami ngitomatoma ngithi kumbe loyo Mutabaruka li tshabi! Nceda jaha le zansi!
|
|
|
|
Joined: Feb 2004
Posts: 101
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Feb 2004
Posts: 101 |
kungani singabi lohlelo lomdumo wamakhosi viki zonke,abaqhawe eZAPU abelalela lezingoma yizo ebezibapha idlabuzane konke labo Mandela labo Sisulu babeqiniswa yiwo umdumo..kwazi mani ezi livolutshinali zinga baza izingqondo zethu sithole idlabuzane abantu basukume ngoba ekhaya kubi....madoda sizafela ngamanina lezingane?singaphinda sibe yini????
|
|
|
|
Joined: Aug 2003
Posts: 362
Nduna
|
Nduna
Joined: Aug 2003
Posts: 362 |
Fire-Fire,luyajabulisa empeleni lolu hlelo lomdumo wamakhosi,ngihleli nje ngalentambama ngilalele lomthokozisi womculo,qhubekelani phambili bafethu,siyanibongela wena waKwaNkala nawe Fireman.Jah Guide.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
OP
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
Maqhame siyabonga siyanconcoza ngokuthi usikhuthaze kuhle kangaka.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 349
Nduna
|
Nduna
Joined: May 2004
Posts: 349 |
</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Originally posted by tallman: <strong> kungani singabi lohlelo lomdumo wamakhosi viki zonke,abaqhawe eZAPU abelalela lezingoma yizo ebezibapha idlabuzane konke labo Mandela labo Sisulu babeqiniswa yiwo umdumo..kwazi mani ezi livolutshinali zinga baza izingqondo zethu sithole idlabuzane abantu basukume ngoba ekhaya kubi....madoda sizafela ngamanina lezingane?singaphinda sibe yini???? </strong></font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">muhle kakhulu umcabango wakho tholo ngoba mina ngangithi ma ngimamele zona ngizwe ngifikelwa ngamadlabuzane ngize ngifise ukuthi ngesikhathi segukulahundi bengikhona ngilwela usaba lukaMthwakazi olwabhujiswa kungelacala.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
OP
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
</font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Originally posted by mkhize ozikhizayo: <strong> </font><blockquote><font size="1" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">quote:</font><hr /><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">Originally posted by tallman: <strong> kungani singabi lohlelo lomdumo wamakhosi viki zonke,abaqhawe eZAPU abelalela lezingoma yizo ebezibapha idlabuzane konke labo Mandela labo Sisulu babeqiniswa yiwo umdumo..kwazi mani ezi livolutshinali zinga baza izingqondo zethu sithole idlabuzane abantu basukume ngoba ekhaya kubi....madoda sizafela ngamanina lezingane?singaphinda sibe yini???? </strong></font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">muhle kakhulu umcabango wakho tholo ngoba mina ngangithi ma ngimamele zona ngizwe ngifikelwa ngamadlabuzane ngize ngifise ukuthi ngesikhathi segukulahundi bengikhona ngilwela usaba lukaMthwakazi olwabhujiswa kungelacala. </strong></font><hr /></blockquote><font size="2" face="Verdana, Helvetica, sans-serif">We are most delighted to announce to you that the Reggae sessions (invuselelo) will be on on every Thursdays this year, starting time is around 7pm and 8pm. Siliphakela izingoma ezimnandi ngendlela eyisimangaliso, ingoma ezivuselelayo. Abanye bavele sebeqalile ukuthi basilalele, sibonga kakhulu inkuthazo yenu Mthwakazi kaNdaba. Kwinhlelo zethu zizokhuluma ngazo zonke izinto ezihlupha uMthwakazi ikakhulu lezo abantu abesaba ukuzisho, sibuye futhi silikitaze, silijabulise, siyjayive nani, seqe sihlale phansi sithi ukuphuza amanzi kancane siqine kakhulu ngokwezokucabanga ngesizwe.
Siyalimema, siyalinxusa ukuthi lize embizweni njalo nje ngolwesine.
We can not afford to let our actions as a nation be justified by the unlawful and unjustified laws of the land. It is time we break lose, it is time we make a breathrough. Mthwakazi liveth.
|
|
|
|
Joined: Nov 2005
Posts: 671
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Nov 2005
Posts: 671 |
KULOMCULO KAMTHEMO'ZITHEMBAYO ULUCKY KADUBE OTHI VICTIMS ONGISHAYA NGAPHAKATHI.UTHI YENA WE ARE VICTIMS EVERYTIME AND WE HAVE DOUBLE TROUBLE EVERY SINGLE TIME,UPHINDA NJALO ABOLEKE AMAZWI KABOB MALARLY ATHI WONA,"HOW LONG SHALL THEY KILL OUR PROPHETS WHILE WE STAND ASIDE AND LOOK".MADODA LOMCULO NGOWAKHOSI IMPELA.
|
|
|
|
Joined: Aug 2003
Posts: 362
Nduna
|
Nduna
Joined: Aug 2003
Posts: 362 |
Bedrens Sibamba and Fireman
looking forward to your show this evening,please bless me with any of the following songs, by Peter Tosh: African Get Up,Stand Up Equal rights Downpressor Man Apartheid
On a lover's rock and rub'a'dub stylee hit me with Don Carlos which goes like dis, "when love is far away everyday seems longer..." Jah Guide.
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
OP
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
That we will bless you with one or two of your request is something that i am very much sure of, keep listening, you are a blessing to us. Thank you.
|
|
|
|
Joined: Feb 2002
Posts: 632
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Feb 2002
Posts: 632 |
Lets march to Zion. Am a reggae fan big time. I like to rock it big time. Reggae is cool and it gives you a sense of political identity and political sophistry! Babylon Style!
|
|
|
|
Joined: Feb 2002
Posts: 632
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Feb 2002
Posts: 632 |
From Today, I hereby declare as our one and only Jah Man! Big up, I-Man! I am skanking as you let the Babylon rythms talk! Respect Man! Its Cool! I am all over the place, skanking!
|
|
|
|
Joined: Feb 2002
Posts: 632
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Feb 2002
Posts: 632 |
Oh! Destiny! Oh! Destiny! Lets rule our Destiny! Oh! Destiny! Oh! Mthakazi Destiny!
|
|
|
|
Joined: Aug 2003
Posts: 362
Nduna
|
Nduna
Joined: Aug 2003
Posts: 362 |
Kuyabongeka bafethu Sibamba no Fireman, ngibusisekile impela ukumamela lolu hlelo ngale ntambama,ngijabule kakhulu ukuzwa uPeter Tosh athi "downpressor man where you gonna run to?"Loyo wumbuzo okumele abangcindezeli besizwe saKwaMthwakazi bazibuze wona ngoba ngthi, I-IMPIII! Iyeza wubani obengathinta amabhubesi ma isikhathi sesifikile.Bayethe!!!
|
|
|
|
Joined: May 2004
Posts: 803
Ndunankulu
|
OP
Ndunankulu
Joined: May 2004
Posts: 803 |
Sinatha and Maqhama Siyabonga kakhulu bafowethu, nabo bonke abasinikeze usekelo nenkuthazo, siyabonga, siyanconcoza, siyethemba ukuthi nizoqhubeka nilalela umsakazo wesizwe uShaya FM. Siyakhankasa, siyanxusa, siyabika, siyaxoxxisana njalo siyabonisana mzakwethu (muzi wakwethu). We have no fear of saying the truth, we have no fear of challenging the status quo. Chains of Babylon will not keep us down.
|
|
|
|
Joined: Feb 2004
Posts: 237
Sikhulu
|
Sikhulu
Joined: Feb 2004
Posts: 237 |
|
|
|
|
Joined: Jul 2004
Posts: 230
Sikhulu
|
Sikhulu
Joined: Jul 2004
Posts: 230 |
MINA AYIKE NGIKUBO BUJU BANTON,ABO SHABBA,AND THE LIKES OF BINNIE MAN BLAH BLAH
|
|
|
|
Joined: Dec 2005
Posts: 55
Sakhamuzi
|
Sakhamuzi
Joined: Dec 2005
Posts: 55 |
MAKHINTE MINA NGITHANDA USOLOMON SKUZA (JAH SOLO) LE- JAMBO LOLUCKY DUBE.
TSHITSHI NANA
|
|
|
|
Joined: Dec 2005
Posts: 55
Sakhamuzi
|
Sakhamuzi
Joined: Dec 2005
Posts: 55 |
NCEDANI BO. NGILOMBUZO. KANTI I-REGE YI- RAGA?
TSHITSHI NANA
|
|
|
|
Joined: Nov 2005
Posts: 671
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Nov 2005
Posts: 671 |
TSHISTHI NANA
Hatshi kule Raggae le enjeyangabo Bob Marley,Peter Tosh labanye,kodwa i Ragga ngingazi ukuthi kulotshwa njani yile ayabatsha abayithi yidancehall,abanjengabo Elephantman,Buju Bunton,Shabba,BennieMan,Sean Paul labanye,ngingazi njalo nxa kukhona ongakuchasisela ukwedula lapha.
Ngiyabonga
|
|
|
|
Joined: Dec 2005
Posts: 55
Sakhamuzi
|
Sakhamuzi
Joined: Dec 2005
Posts: 55 |
MAHLAB' AYIYITHWALE NGINGANI NGIYAKUZWA MNTAKABABA. ANGITHI UTHI IRAGA YILE EYESIKOKOTSHANYANA SOKUZIGQAJA ?
NCEDA NANKU UMBUZO WAMI WOKUCINA IMBANJE LEREGE SINGATHI KUFANA LETIYE LETSHUKELA? NGITSHO UKUTHI KUHAMBA NDAWONYE NGEKE UKWEHLUKANISE MAHLAYANA NJE?
TSHITSHI NANA
|
|
|
|
Joined: Nov 2005
Posts: 671
Ndunankulu
|
Ndunankulu
Joined: Nov 2005
Posts: 671 |
TSHITSHI NANA
NO BABA,I DONT THINK SO,SMOKING IS A CHOICE THAT EVERY HUMAN BEING MAKES,KUFANA LOKUTHI SITHI WONKE AMA ROCK STARS BADLA AMADRUGS,OF WHICH THIS IS NOT TRUE,NXA UNGAKHANGELA KAKUHLE BAKHONA ABANTU ABANJENGO LUCKY KADUBE KABHEMI NGITSHO LEGWAYI LOQOBO,YI NON SMOKER,NGAKHOKE NGITHI IMBANJE ABANTU AZIBHEMA NGOKUZIKHETHELA MTAKABABA.
|
|
|
|
Joined: Aug 2003
Posts: 362
Nduna
|
Nduna
Joined: Aug 2003
Posts: 362 |
Big up-big up Dj Fireman aaaand Thulani, hhayi ke bafethu nangishaya khona phakathi ngalecula lika Cocoa Tea "Eighteen and Over" lingithethe langibusela kuleziya nsuku.Keep the fire burning bedrens I'n'I a fi tuned in full time.Seeeen!
|
|
|
|
Joined: Aug 2001
Posts: 481
Nduna
|
Nduna
Joined: Aug 2001
Posts: 481 |
|
|
|
|
Joined: Oct 2008
Posts: 127
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Oct 2008
Posts: 127 |
Habe Potsho! Kanti ilula kangaka linto yenu abathi yiLEGE. Bengithi ngizobe ngijekumduli ngoba ubugabazi abukho lapha kimi kodwa sengipasile. Lami ngizangena ngidayizele ngalobubugxamu bami ngeke kubonwe ngumuntu. Siyabonga ngale infundiso yakho yeLege.
There is no Darkness but Ignorance! Siku Information Age Mthwakazi.
|
|
|
|
Joined: Dec 2007
Posts: 323
Nduna
|
Nduna
Joined: Dec 2007
Posts: 323 |
Madoda bakhona na abayake balalele iShaya FM ngamaSaturdays ngalezinsuku. Kulomsakazi omutsha odlala ireggae, akatshayi nje uyadabula.
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.
|
|
|
|
Joined: Jul 2008
Posts: 155
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Jul 2008
Posts: 155 |
mfethu don't about that one its akiller show baba iyababa kodwa kini lonke bafowethu eliyithandayo ireggae kukhona yini ongngilayela lapho engingathola khona idlaklade lika bob marley elithi lona talking blues sengidinge ngaze ngakhathala onganginceda wamkelekile.
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
|
|
|
|
|