Inkundla3
Who's Online Now
0 members (), 28 guests, and 3 robots.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Previous Thread
Next Thread
Print Thread
Rating: 3
Page 4 of 9 1 2 3 4 5 6 7 8 9
Joined: Feb 2004
Posts: 649
M
Ndunankulu
Offline
Ndunankulu
M
Joined: Feb 2004
Posts: 649
Sdudla noMahlabayithwale!

Yeyi, uBhudaza u-strong blind! Mina ngiqale ukumuzwa some few months ago from impintshi yami, uPayipi! Cha impela uvuth' uphondo loya mjita. Ngivele ngathenga both albums zakhe - BoMaphefane & Mohokare!

He's originally from Lesotho, plays saxophone & has jammed with Sankomota before going solo. In fact, his first album, BoMaphefane was produced by Frank Moki Leepa (late Sankomota leader). He's got a jazz degree from UCT (University of Cape Town) - hence eshaya into ecokeme kanje!

Just listen to Tjontjobina, uzovuma.

This Saturday he'll be jamming at Carnival City, Brakpan - alongside Freshly Ground. That's the place to be.

Another Question:
Anyone that knows a maskandi artist called, Mzikayifani Buthelezi ?


uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
Joined: Nov 2005
Posts: 671
M
Ndunankulu
****
OP Offline
Ndunankulu
****
M
Joined: Nov 2005
Posts: 671
Originally Posted by Muntongenakudla
Sdudla noMahlabayithwale!


Another Question:
Anyone that knows a maskandi artist called, Mzikayifani Buthelezi ?


Ngiyamazi mina uBethelezi,nanku umfeniko wedlalade lakhe elithi Fashion Maswedi,ulakho ukulithenga ku www.epinions.com.

Cofa Lapha

[Linked Image from img339.imageshack.us]


Sokuyikho Ukukhala Kwejuba !!!!,Sikujwayele !!!
Joined: Feb 2004
Posts: 649
M
Ndunankulu
Offline
Ndunankulu
M
Joined: Feb 2004
Posts: 649
Mahlabayithwale

Icwecwe leli elithi Fashion Maswidi ngela kudala kabi. The latest album kamfoka Shenge, u-new fashion maswidi kubantwana, demonayithi konina, umahlombe awalingani naka dadewab' uSenzeni, kube ayalingana, ngab' izinsizwa zinkulu kwaShenge madoda is: IVALENTHANI. That's the 2007 album.

However, I'll urge you to buy the 2005 album yakhe ethi: KUYOBA KUHLE! Loyo ke yingephungephu yomlilo. Umlilo wequbula, lona osukhihlike amalahle straight. Umlil' oshis' izikhotha! Forget oShwi noMtekhala - ngabafana, izingane lezo. UMzikayifani is in the class yoThwalofu, oPhuzushukela (mud' umlungu, mud' umlungu, ngezibukwan' uyedelela!), umfoka Molo kunye noMgqashiyo Ndlovu - izihlabani zakudala, ezidica ingoma forever!

More Musicians!
Anyone knows of ABAFANA BOMKHALAMBAZO? What about ezikaMtshengiseni Gcwensa - sengisho AMAGEZA MAHLE?


uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
Joined: Nov 2005
Posts: 671
M
Ndunankulu
****
OP Offline
Ndunankulu
****
M
Joined: Nov 2005
Posts: 671
Originally Posted by Muntongenakudla
Mahlabayithwale

Icwecwe leli elithi Fashion Maswidi ngela kudala kabi. The latest album kamfoka Shenge, u-new fashion maswidi kubantwana, demonayithi konina, umahlombe awalingani naka dadewab' uSenzeni, kube ayalingana, ngab' izinsizwa zinkulu kwaShenge madoda is: IVALENTHANI. That's the 2007 album.

However, I'll urge you to buy the 2005 album yakhe ethi: KUYOBA KUHLE! Loyo ke yingephungephu yomlilo. Umlilo wequbula, lona osukhihlike amalahle straight. Umlil' oshis' izikhotha! Forget oShwi noMtekhala - ngabafana, izingane lezo. UMzikayifani is in the class yoThwalofu, oPhuzushukela (mud' umlungu, mud' umlungu, ngezibukwan' uyedelela!), umfoka Molo kunye noMgqashiyo Ndlovu - izihlabani zakudala, ezidica ingoma forever!



I know the album Fashion Maswedi is old but i was showing u you that i know the artist like u asked if anyone knew him ubungabuzanga ngelatest album yakhe,but thanks anyway.


Sokuyikho Ukukhala Kwejuba !!!!,Sikujwayele !!!
Joined: Aug 2005
Posts: 456
Nduna
*****
Offline
Nduna
*****
Joined: Aug 2005
Posts: 456
Bakwethu,,
ukhona na ongangisiza angikhumbuze isihloko lomhlabeleli we ngoma eyadlubhedu ngama late 80s early 90s eyayisho amagama anje;
'we tata ndenzeni kangaka yo
kulezinto endingazizwisisiyo,khonalapha ekhaya
ma ngithi ngikhuluma indaba,kuthiwa ndikhalela makha x2

i am leaving home
sendiya hamba'


Ngicela abathandi bomculo bangisize njalo lingazise ukubana ngingayifumana kanjani lengoma. Angazi noma yayiyiseven single noma idlalade
ngiyabonga


Masiyephambili!
To err is humane..But when the eraser wears out ahead of the pencil,you are overdoing it.
lgeja libuya nenkankula
Joined: Jan 2007
Posts: 88
Z
Sakhamuzi
Offline
Sakhamuzi
Z
Joined: Jan 2007
Posts: 88
Muntongenakudla

Kukhanya sengathi ulolwazi olikhulu ngezomculo lawe,kungaba njani ma ungancedisana loMahlaba nje ngokubhala ngabahlabeleli bekhaya kulokubeka kungumbuzo,wena uvele ulemfometshini egcwele ngabahlabeleli labo.

jus my thought nje smile.


i love this site
Joined: Nov 2005
Posts: 671
M
Ndunankulu
****
OP Offline
Ndunankulu
****
M
Joined: Nov 2005
Posts: 671

[Linked Image from img411.imageshack.us]





Bangaki abamaziyo uLucky Moyo,umhlabeleli wakithi koMthwakazi,owayecula njalo eyilead singer weqembu elidumileyo iBlack Mfolosi

Cofa Lapha-www.luckymoyo.com

Okuhle kuhle njalo intwenhle iyabukwa!!!!


Sokuyikho Ukukhala Kwejuba !!!!,Sikujwayele !!!
Joined: Oct 2003
Posts: 200
Sikhulu
Offline
Sikhulu
Joined: Oct 2003
Posts: 200
Bengisebheshini ka DJ Sbu a few weeks back and lomfana uyayazi into yakhe, untswembu umfoka Leope. Bengicela ukuthi ake asiphinde ngoMzekezeke for the second time, tshale!!!

Joined: Apr 2005
Posts: 656
Ndunankulu
Offline
Ndunankulu
Joined: Apr 2005
Posts: 656
Uboshiwe uDavid oka Masondo owama Soul Brothers eboshelwa ukugadla umkakhe

http://www.mg.co.za/articlepage.asp...king_news__national&articleid=331678


Pope John Msupa

Isiquzi esingadli ntanga zamuntu
Joined: Feb 2004
Posts: 649
M
Ndunankulu
Offline
Ndunankulu
M
Joined: Feb 2004
Posts: 649
Mkhombandlela

Awu mfowethu, ngiba sathe, ngiba sathe hhayi cha angi boni ndawo lapho kuthiwa uNyambose (Masondo) ugadle unkosikazi wakhe? Umgadlile? Hhayi bo, wena ukubona phi lokho? Mina ngibona nje kuthiwa yi-assault, and not ukugadla!

Yeyi bese ngithukile ngithi nansi imihlola! Phela ukugadla lokhu akuyona into encane - yinto ebucayi kabi. Ayikho indoda ephelele enga gadla unkosikazi wayo.


P/S: Ukugadla yikuphosa umuntu ngobuthi. Ukuthakatha!

Shamase Nkwali yenkosi


uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
Page 4 of 9 1 2 3 4 5 6 7 8 9

Moderated by  Jakalas 

Link Copied to Clipboard
ShoutChat
Comment Guidelines: Do post respectful and insightful comments. Don't flame, hate, spam.
Advert
Powered by UBB.threads™ PHP Forum Software 7.7.5
(Release build 20201027)
Responsive Width:

PHP: 7.3.31 Page Time: 0.024s Queries: 35 (0.007s) Memory: 0.8158 MB (Peak: 1.5664 MB) Data Comp: Off Server Time: 2021-10-23 20:40:22 UTC
Valid HTML 5 and Valid CSS