Inkundla3
Who's Online Now
0 members (), 28 guests, and 3 robots.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Previous Thread
Next Thread
Print Thread
Rating: 3
Page 5 of 9 1 2 3 4 5 6 7 8 9
Joined: Oct 2003
Posts: 200
Sikhulu
Offline
Sikhulu
Joined: Oct 2003
Posts: 200
Basekhona vele abantu abamamela i Soul Brothers kulamalanga? Eish, nina makhehla niyabhora, akelisilethele indaba zekwaito hayi ama dinasaur angamaSoul Brothers. laba bantu belong in history and please keep them there... Thina sifuna ukwazi ngabo Sgonondo etc. Lizwile ukuthi u Zombo (umfana obecula neqembu le Abba Shante) usedlithizwe yingculazi, usephelile umfana wenkosi, ngiyamzwela kanjani!!!

Joined: Apr 2005
Posts: 656
Ndunankulu
Offline
Ndunankulu
Joined: Apr 2005
Posts: 656
gpn gpn gpn gpn

Originally Posted by Muntongenakudla
Mkhombandlela

Awu mfowethu, ngiba sathe, ngiba sathe hhayi cha angi boni ndawo lapho kuthiwa uNyambose (Masondo) ugadle unkosikazi wakhe? Umgadlile? Hhayi bo, wena ukubona phi lokho? Mina ngibona nje kuthiwa yi-assault, and not ukugadla!

Yeyi bese ngithukile ngithi nansi imihlola! Phela ukugadla lokhu akuyona into encane - yinto ebucayi kabi. Ayikho indoda ephelele enga gadla unkosikazi wayo.


P/S: Ukugadla yikuphosa umuntu ngobuthi. Ukuthakatha!

Shamase Nkwali yenkosi


eita ola eita ola

Uyazi kumele wengezelele itswayi ukuze abantu begijimele ukufunda udaaba olubekiweyi. Xola mnumzane ma kukwethusile. Kulokuliphetshanyana kwekhaya okuthiwa nguMthunywa lakho kuwakhipha njalo amanga.

clap bye


Pope John Msupa

Isiquzi esingadli ntanga zamuntu
Joined: Feb 2004
Posts: 649
M
Ndunankulu
Offline
Ndunankulu
M
Joined: Feb 2004
Posts: 649
AmaSwazi Emvelo

Anyone remembers this group? That was a great group, produced by the legendary West Nkosi. Now Gallo has remastered the tapes, digitalised them & put them on CDs. One can now buy all the stuff samaSwazi Emvelo. A great group indeed.

What about Abafana BaseQhudeni? Lezo ke ezakudala. Ezivusa usinga. Zingi khumbuza ubaba wami, awu inkwali yenkosi madoda.

Shamase Nkwali yenkosi


uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
Joined: Apr 2005
Posts: 656
Ndunankulu
Offline
Ndunankulu
Joined: Apr 2005
Posts: 656
Kesisondele eZimbabwe kancane, ola ola ola ola

Nduna Malaba Ncube aka Ndux Malax wase Kezi. Kwabanengi, uNdux ufundele umsebenzi eyisifundiswa somculo engaphansi kukaSkuza njalo wayeseqenjini elakhipha imbabazane yedlalade elithi Zihlangene Volume one and two elalisaziwa ngegama Kudzanai.

uNdux wasungula iqembu elalithiwa Stone Sounds ngama 1980s akuhambanga kuhle lapha wase siyatshaya leTahangana

Ezadlubhedu zika Ndux
Namhla Nje Ukhomb
Umuzi Wakho Muhle Mama
Umuthi wezintombi
Zinatha

Angazi ngingatholaphi ama CDs alendoda


Pope John Msupa

Isiquzi esingadli ntanga zamuntu
Joined: Oct 2003
Posts: 200
Sikhulu
Offline
Sikhulu
Joined: Oct 2003
Posts: 200
u Lovemore Majaivana yena ke? ubeyinqwele lamfana. ngikhumbula ingoma yakhe le ebesithi 'umoya wami awusekho la, usukhatshana kontuthuzithunqa'

Joined: Nov 2001
Posts: 147
I
Ngqwele
Offline
Ngqwele
I
Joined: Nov 2001
Posts: 147
Ngiyalizwa ma gents. Kodwa ukhona olengoma ka Majee ethi 'jika Majola'(tribute to Bosso legend Titus Majola)? Ngilabo dade abayi two, 10 and 17 iminyaka and ngingakunika bona if unganginika le ngoma ka Majee hk hk hk hk.

Joined: Oct 2003
Posts: 200
Sikhulu
Offline
Sikhulu
Joined: Oct 2003
Posts: 200
mina nginempintshi yami eyi music producer and i am sure ukuthi unawo le track coz vele ubene compilation (best of majee), ngizokubuzela kuyena and ngiku update. but ukhumbule ukuthi uthembise ngamantombazane. i hope ukuthi bahle ... hahaha...

Joined: May 2004
Posts: 803
S
Ndunankulu
***
Offline
Ndunankulu
***
S
Joined: May 2004
Posts: 803
Originally Posted by iBoyz yezkweyeni
Ngiyalizwa ma gents. Kodwa ukhona olengoma ka Majee ethi 'jika Majola'(tribute to Bosso legend Titus Majola)? Ngilabo dade abayi two, 10 and 17 iminyaka and ngingakunika bona if unganginika le ngoma ka Majee hk hk hk hk.
Okweminyaka eyisikhombisa ezayo ngizothatha udadewenu oneminyaka eyishumi nesikhombisa kuthi thereafter bese ngithatha lona oneshum leminyaka. Ngoba noma kanjani ngizokudingela leliculo likaMajee.


THE RACE IS NOT FOR THE SWIFT NOR THE BATTLE FOR THE STRONG, BUT FOR THOSE WHO ENDURETH.
Joined: Apr 2005
Posts: 656
Ndunankulu
Offline
Ndunankulu
Joined: Apr 2005
Posts: 656
Kuleculo elithi Inzwisa, sengilibele ukuthi abaculu ngobani ncedani, laliculwa kanje.

Madumane ishabhini yakho kayilanzwisa ngizotshela amapholisa ayivale.

Thina sijwayele koMamkhize lapho esithola khona inkomitsho yenzwisa etc etc


Pope John Msupa

Isiquzi esingadli ntanga zamuntu
Joined: Aug 2007
Posts: 61
Sakhamuzi
*****
Offline
Sakhamuzi
*****
Joined: Aug 2007
Posts: 61
uLovemore Majee was and is the man. Khala ntandane yame, Balidlala njani and my all time favorite Ingulukudela. Lisazi khumbula lezi? Wawu ngakanani mlaleli......


Okungapheliyo kuya hlola. Don't give-up on King Lobhengula's Bulawayo.
Page 5 of 9 1 2 3 4 5 6 7 8 9

Moderated by  Jakalas 

Link Copied to Clipboard
ShoutChat
Comment Guidelines: Do post respectful and insightful comments. Don't flame, hate, spam.
Advert
Powered by UBB.threads™ PHP Forum Software 7.7.5
(Release build 20201027)
Responsive Width:

PHP: 7.3.31 Page Time: 0.019s Queries: 35 (0.005s) Memory: 0.8121 MB (Peak: 1.5664 MB) Data Comp: Off Server Time: 2021-10-23 20:41:06 UTC
Valid HTML 5 and Valid CSS