Inkundla3
Who's Online Now
0 members (), 25 guests, and 1 robot.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Previous Thread
Next Thread
Print Thread
Rate Thread
Page 26 of 28 1 2 24 25 26 27 28
Joined: Oct 2008
Posts: 2
N
Mafikizolo
Offline
Mafikizolo
N
Joined: Oct 2008
Posts: 2
Heshe!

Elikamthaniya likhulu kodwa lincane. Sibonge ukubonana eNkundleni, sethembe lukhulu esizoluzuza noluzosikhulisa ngokuhlangana kwethu.

Mina ke, ngakhele isikole i NoNdumiso, esigodini saseHlambanyathi, esiphethwe yinduna uHlabisa. Umfula oseduze yiMpelenyane.

Asethembe sizobuye sixoxe!


Sgaxa mabhande, mbambo zang'mila nga ngingenkul' insizwa. S'bamba nkunzana, kade babey'khuza, beth' inzule ngek'ilung' emontini. (Ezamkhulu)
Joined: Aug 2007
Posts: 58
B
Sakhamuzi
*****
Offline
Sakhamuzi
*****
B
Joined: Aug 2007
Posts: 58
ikuphi leyo ndawo Nkunzana, ingabe ukwaHlabisa ngokuhlala, ngiyaqala nqo ukuzwa ngaleso sigaba...unokufika e "Bit by Bit" leya club eseMtubatuba.. smile

Joined: Oct 2008
Posts: 8
O
Mafikizolo
Offline
Mafikizolo
O
Joined: Oct 2008
Posts: 8
Hope u can help

My surname is Msimang and have tried in numerous ocasions to find my origins but have not been able to do so.

Kanti lesisibongo sethu siqhamukaphi angikaze ngisibone ngisho ku chazwa izibongo.

I tried to contact C.T. Msimang hopeng he can share some light but ingxaki i email ebengiyisebenzisa eyakwa shooter and shooter mybe he never got the massage.

Any help I can appreciate.

Angke ngigxeke muntu noma yini oza nayo I will accept kuphela nje mina kufunakala ngithi go through what u tell me digest it and make my own decision.

Regards
MD MSIMANG

Joined: Aug 2007
Posts: 58
B
Sakhamuzi
*****
Offline
Sakhamuzi
*****
B
Joined: Aug 2007
Posts: 58
ngisayo phenya Thabizolo, ngobuye ngikwabele nami engizokuthola ngomlandu wakini....

Joined: Oct 2008
Posts: 127
Ngqwele
Offline
Ngqwele
Joined: Oct 2008
Posts: 127
Quote
Angke ngigxeke muntu noma yini oza nayo I will accept kuphela nje mina kufunakala ngithi go through what u tell me digest it and make my own decision.

Ngethemba uphilile mfowethu. Njengoba uthembisa la ngaphezulu nami ngizokuhlephulela okuncani engahlangana lakho ekuhambeni kwami njalo ngethemba ngingeke ngikudukise ngabantu abalesibongo sakho. Ekushoneni komngane wami omkhulu owako Msimanga owaye esakhele eMafikeng evela eKZN( l think eMgungundlovu),kwangena ama 4 x4 lezinye inqola zikanokutsho ezazibelethe amavili emhlani ,specifically from Free State bebizwa oMsimang , angisakhulumi nge KZN lapho umufi owayedabuka khona.But there is this one unpopular guy ongusomabhizimusi wase Soweto who depened the confusion that we all had with this family efanayo but with a different surname. Yena wayengubhudi wakhona omkhulu owayelanda imbali ukuthi ngubani umufi ngesikhathi sisenkozweni.Wathi yena eziqamba wathi ungu....Msimango, the original. Wathi yena ikhehla eladabula lesisizwe lalihamba labafundisi lingumvangeli from Gasa, linguMsimango, lafika kwaZulu lazala uMsimanga, laphelela e FreState selizala uMsimang. Ngaphandle kweqembu lakhe laseSoweto, iKZN leFree State were annoyed by this 'distortion' of their history. Zashesha ezinye izikhulumi khona e church zaqondisa ukuthi uMsimang/Msimanga/Msimango wonke osechurch munye, kwehlukana izi spelling nje qha.Sithe ma sesiku aftertears baqhubeka be mgxeka lo ubhudi wabo omkhulu ngenkulumo yakhe yokuziphakamisa lokwehlukanisa ifamily.To an outsider like me womke la amaqembu wawuwabona nje ukuthi aphuma enkunzini eyi one njalo wonke ayasutha asikho nje isichaka. Kodwa ke sasala singayazi imbali yakoMsimang abaziwa ngaMatebele eMafikeng.

La eMafikeng banengi, uMsimang lo Msimanga bangumndeni munye, njalo badume nge entrepreneurship ngingabala , ama shops,amatavern, petrol stations,saloons, taxis , commercial farming njalo njalo.Ukhona ubaba u Msimang ebevamise ukusithengisela inkomo, siyihlanganele sibane siyihlabahlabe foro inyama(wu, amathe ami aze agcwala umlomo ngikhumbula inyama yokoswa efresh, oya izinsuku ezadlula!) . Kodwa bafike lemithwalo from KZN and Free State and bakhuluma njalo baphila isiZulu. One village where there are concentrated is called Uitkyk, l think ku map it falls under Radithuso/Kopfontein.

Ngethemba angikudukisi sihlobo ngendaba zasemgcwabeni. Bazokupha uncedo abanye phambili, ude uzichazele impendule ozifumeneyo lathi sifunde ngoMsimang


There is no Darkness but Ignorance! Siku Information Age Mthwakazi.
Joined: Aug 2007
Posts: 58
B
Sakhamuzi
*****
Offline
Sakhamuzi
*****
B
Joined: Aug 2007
Posts: 58
Very interesting about umndeni wakwa Thabizolo eMafikeng, are tehy possibly reminants of the trail up north by inkosi uMzilikazi? Also how present is the spirit of mzilikazi in the NW province , since he built his stronghold in that region, have you visited any sites such as eMarico district, egabeni etc???

Joined: Oct 2008
Posts: 8
O
Mafikizolo
Offline
Mafikizolo
O
Joined: Oct 2008
Posts: 8
I hear what people are saying, thanks I hope that more people can come and share some light to this surname.

Ngiyazi akulula but I will not give up.


I suspect ukuthi abantu baka Xaba sihlobene nabo.

Confusing enough some say we are Suthus I dont know what to be lieve I am going through Journals that were published during the 70s hoping that I will find something.

Any help will be appreciated regards

OkaThabizolo

Joined: Oct 2008
Posts: 8
O
Mafikizolo
Offline
Mafikizolo
O
Joined: Oct 2008
Posts: 8
Nango umfowethu ubhakhaniya kudalo ngangingakabi yilunga lale nkundla ebhala ethi:

Msimang - Nonkosi, Mlotshwa, Thabizolo (Bavela kwaHadebe)

Ndoda yamadoda kuthiwa injobo ithungelwa ebandla nginike umthombo oghabule kuwo name kengiyo galela khona.

OkaThabizolo umntwana
Uyabonga

Joined: Oct 2008
Posts: 127
Ngqwele
Offline
Ngqwele
Joined: Oct 2008
Posts: 127
Bhakaniya eliMmnyama.

Yebo, ngizakuxoxela nge ThabatsaMotsilikatsi( Mzilikazi's Mountains) kanye le SilikasKop (Mzilikazi's Head)khonale kwelabeTswana ;emzileni weNkosi uMzilikazi. Manje sengisiyalala...kungene amakhaza


There is no Darkness but Ignorance! Siku Information Age Mthwakazi.
Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
ayi wena. wena. cha abakuyeke. usuyolala. futhi unolwazi oluyisimanga unjalo nje. kodwa cha abakuyeke uyolala.

Page 26 of 28 1 2 24 25 26 27 28

Moderated by  Jakalas 

Link Copied to Clipboard
ShoutChat
Comment Guidelines: Do post respectful and insightful comments. Don't flame, hate, spam.
Advert
Powered by UBB.threads™ PHP Forum Software 7.7.5
(Release build 20201027)
Responsive Width:

PHP: 7.3.31 Page Time: 0.021s Queries: 36 (0.008s) Memory: 0.8199 MB (Peak: 1.5664 MB) Data Comp: Off Server Time: 2021-10-23 19:34:55 UTC
Valid HTML 5 and Valid CSS