Inkundla3
Who's Online Now
0 members (), 28 guests, and 2 robots.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Previous Thread
Next Thread
Print Thread
Rate Thread
Page 1 of 2 1 2
#39298 07/30/08 04:32 PM
Joined: Jan 2008
Posts: 121
S
Skhotha Offline OP
Ngqwele
OP Offline
Ngqwele
S
Joined: Jan 2008
Posts: 121
Mthwakazi,
Sanibonani bafowethu, ninjanino kwelakini? Thina sisatotoba ngapha koMhlathuze.
Bafowethu nodade, ngithi angibuze nje, ukuthi uma umuntu enesifiso sokuvakasha kwelikaMzilikazi iziphi izaluleko eningamnikazona.


iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!
Joined: Dec 2007
Posts: 323
M
Nduna
Offline
Nduna
M
Joined: Dec 2007
Posts: 323
Isaluleko sakuqala, yikuthi siyakwamukela kelakithi, ave sizithanda izivakashi.
Okwesibili, ngiyakukhuthaza ukuthi uye eVictoria Falls, eNtabeni zaseMatojeni, koBulawayo lase Wankie game reserve. Uma uthanda ezemidlalo, ungakhohlwa ukuya eBF ukuyobukela iHighlanders ishaya iDyanamos. Ungakhohlwa ukuthenga amafrozen ebholeni. Uma usuka lapho ulubangise elokishini lodumo elibizwa ngokuthiwa yiLobhengula.


Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.
Joined: Oct 2003
Posts: 200
Sikhulu
Offline
Sikhulu
Joined: Oct 2003
Posts: 200
woza ndoda ngizokubonisa amabhawa afana nakoMaDlodlo, uzogcwala mfana wami!

Joined: Jun 2008
Posts: 170
M
Ngqwele
*
Offline
Ngqwele
*
M
Joined: Jun 2008
Posts: 170
the VICTORIA FALLS is the number one- never to miss-place mara ingamo safari lodge (best accessed via TSHOLOTSHO is better than HWANGE), never miss MATOBO, as well as KHAMI ruins,OLD BULAWAYO and the BULAWAYO MUSEUM never dissappoints!! eLobhengula yodumo kunabo MQOLO-rd isitarada esidumile umthwakazi wonke neSIQONGWENI, i tarven yodumo,plus i PHEZULU BASE, i police station engena maphoyisa!!!


those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
Joined: Jul 2008
Posts: 155
Ngqwele
Offline
Ngqwele
Joined: Jul 2008
Posts: 155
MINA I`LL TAKE TO THE WHOLE OF MASHONALAND AND SEE THE MOST DIRT PEOPLE IN THE WORLD AND I PROMISE YOU WON`T REGRET.


KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
Joined: Jul 2008
Posts: 44
B
Mafikizolo
Offline
Mafikizolo
B
Joined: Jul 2008
Posts: 44
Skhotha,
Ungayengwa ngabantu zihambele uyefika eNtabazinduna,eManxeleni koChief Khayisa,uyezinathela amanzi edibha uyabe uqedile,Usuke lapho udlule eDavid Livingstone usiyendaweni okwaba lempi enkulu labelungu emaFengwini.
Uma ufuna ukubona edolobheni uziyele eNkulumane eme eriyeni akoBullet Success, ngizwa bethi kule sports Bar eblind, ubusujika nje uhambo lwakho luyabe soluphelile


KUZOLUNGA
Joined: Oct 2003
Posts: 200
Sikhulu
Offline
Sikhulu
Joined: Oct 2003
Posts: 200
kumele ayobona ingcwaba likaMzilikazi ...

Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Skhotha mfowethu kunjani la ukhona? mina ngisaphila mfo. mfo uma ufuna ukuvakashela elikaMthwakazi siyakubonga lokho. lendawo oyivakashelayo inesisho esithi -isisu somhambi asinganani singangophonjwana lwembuzi.

sibaningi sizasho ukuthi vakashela ngakithi ngoba kunje nanje. siyaheha. kodwa mfo mina ngingowakwaMthwakazi lakulelekhona inkosi uMzilakawulandelwa. ngisho khona kwaMthwakazi. vakashela la kuphumule khona uMbhulazi. bese uya engcwabeni likaMlamlankunzi, matopo Hills, the World View. ungabanenhlanhla ufike izulu linile izintaba zigeleza amanzi amhlophe kunemichilo yamakhosikazi uyobhema ukholwe. kuyobe kushona ilanga noma liphuma. akukudanga nakwaBulawayo. lapho uyothala la kwangcwatshelwa khona izinduna ezala ukudelelwa ngondlebe zikhanya ilanga, amaNgisi. mfo inhle indawo yakwaMthwakazi nabantu bakhona banesintu nokuzithoba abayifuni into embi.

vakashela lapho uyongcebeleka uthathe umoya omuhle. indawo yakwaMthwakazi inhle mfo. siyakwamukela.

Last edited by duze; 08/01/08 10:46 PM.
Joined: Feb 2008
Posts: 360
M
Nduna
**
Offline
Nduna
**
M
Joined: Feb 2008
Posts: 360
Ye majida
Angazi kumbe yimi engingazwisisi umbuzo womfowethu.
Anyway, zomphendule ngokuwuzwisisa kwami.
Skhotha, in addition to the usual items, thwala ibathroom tissue yakho ecover your whole stay there.
-thwala irack sack yokuthwalisa imali ma usuthengise amarandi
-thwala amanzi okunatha lawokugeza.
-solar light or cell powered light
-shona dictionary
-dry goods to cover your stay
-hire a car.
-to have a good feel of the place just say 'I dont understand shona'
-most likely idiarrhoea izakukwamula
-dont fall ill to require medical attention
-kindly tell as many as you can about Inkundla.
-Compare commerce and industry in Bulawayo and Harare
-list not exhaustive
Ungitshayele iround eMagwegwe North duze kwesabatha ngaphansi kwesihlahla sogagu uzothola ngithunga izicathulo.


HLABA-1-AT A TIME
Joined: Jan 2008
Posts: 121
S
Skhotha Offline OP
Ngqwele
OP Offline
Ngqwele
S
Joined: Jan 2008
Posts: 121
Sanibonani nonke bafowethu nodade.Ninjani lapho nikhona? Thina sisaphila ngapha koMhlathuze.
Ngiyabonga ngeziyalo zenu. Ngebhadi umama wasekhaya wale waphetha ukungiphelekezala ohambeni ebengithi ngiyaluhlela. (Nize ningahleki ngoba sibaningi esingaphansi kwengcindezelo yemfaduko emanzi yomama!) Ngicabanga ukuthi ngizozama ukuthi hulukuqu ngenye impelasonto.
Sekusele ama-minor logistical issues njengokuthi ngihambe emoyeni noma ngizihambele ngogandaganda wami. Uma ngizozihambela ngogandaganda wami ngizowuthola yini udiesel ngapho?


iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!
Page 1 of 2 1 2

Moderated by  Jakalas 

Link Copied to Clipboard
ShoutChat
Comment Guidelines: Do post respectful and insightful comments. Don't flame, hate, spam.
Advert
Powered by UBB.threads™ PHP Forum Software 7.7.5
(Release build 20201027)
Responsive Width:

PHP: 7.3.31 Page Time: 0.019s Queries: 35 (0.005s) Memory: 0.8033 MB (Peak: 1.5664 MB) Data Comp: Off Server Time: 2021-10-28 22:05:05 UTC
Valid HTML 5 and Valid CSS