0 members (),
26
guests, and
2
robots. |
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
Joined: Jan 2008
Posts: 121
Ngqwele
|
OP
Ngqwele
Joined: Jan 2008
Posts: 121 |
Mthwakazi, Sanibonani bafowethu, ninjanino kwelakini? Thina sisatotoba ngapha koMhlathuze. Bafowethu nodade, ngithi angibuze nje, ukuthi uma umuntu enesifiso sokuvakasha kwelikaMzilikazi iziphi izaluleko eningamnikazona.
iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!
|
|
|
|
Joined: Dec 2007
Posts: 323
Nduna
|
Nduna
Joined: Dec 2007
Posts: 323 |
Isaluleko sakuqala, yikuthi siyakwamukela kelakithi, ave sizithanda izivakashi. Okwesibili, ngiyakukhuthaza ukuthi uye eVictoria Falls, eNtabeni zaseMatojeni, koBulawayo lase Wankie game reserve. Uma uthanda ezemidlalo, ungakhohlwa ukuya eBF ukuyobukela iHighlanders ishaya iDyanamos. Ungakhohlwa ukuthenga amafrozen ebholeni. Uma usuka lapho ulubangise elokishini lodumo elibizwa ngokuthiwa yiLobhengula.
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.
|
|
|
|
Joined: Oct 2003
Posts: 200
Sikhulu
|
Sikhulu
Joined: Oct 2003
Posts: 200 |
woza ndoda ngizokubonisa amabhawa afana nakoMaDlodlo, uzogcwala mfana wami!
|
|
|
|
Joined: Jun 2008
Posts: 170
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Jun 2008
Posts: 170 |
the VICTORIA FALLS is the number one- never to miss-place mara ingamo safari lodge (best accessed via TSHOLOTSHO is better than HWANGE), never miss MATOBO, as well as KHAMI ruins,OLD BULAWAYO and the BULAWAYO MUSEUM never dissappoints!! eLobhengula yodumo kunabo MQOLO-rd isitarada esidumile umthwakazi wonke neSIQONGWENI, i tarven yodumo,plus i PHEZULU BASE, i police station engena maphoyisa!!!
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
|
|
|
|
Joined: Jul 2008
Posts: 155
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Jul 2008
Posts: 155 |
MINA I`LL TAKE TO THE WHOLE OF MASHONALAND AND SEE THE MOST DIRT PEOPLE IN THE WORLD AND I PROMISE YOU WON`T REGRET.
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
|
|
|
|
Joined: Jul 2008
Posts: 44
Mafikizolo
|
Mafikizolo
Joined: Jul 2008
Posts: 44 |
Skhotha, Ungayengwa ngabantu zihambele uyefika eNtabazinduna,eManxeleni koChief Khayisa,uyezinathela amanzi edibha uyabe uqedile,Usuke lapho udlule eDavid Livingstone usiyendaweni okwaba lempi enkulu labelungu emaFengwini. Uma ufuna ukubona edolobheni uziyele eNkulumane eme eriyeni akoBullet Success, ngizwa bethi kule sports Bar eblind, ubusujika nje uhambo lwakho luyabe soluphelile
KUZOLUNGA
|
|
|
|
Joined: Oct 2003
Posts: 200
Sikhulu
|
Sikhulu
Joined: Oct 2003
Posts: 200 |
kumele ayobona ingcwaba likaMzilikazi ...
|
|
|
|
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Sikhulu
|
Sikhulu
Joined: Mar 2008
Posts: 299 |
Skhotha mfowethu kunjani la ukhona? mina ngisaphila mfo. mfo uma ufuna ukuvakashela elikaMthwakazi siyakubonga lokho. lendawo oyivakashelayo inesisho esithi -isisu somhambi asinganani singangophonjwana lwembuzi.
sibaningi sizasho ukuthi vakashela ngakithi ngoba kunje nanje. siyaheha. kodwa mfo mina ngingowakwaMthwakazi lakulelekhona inkosi uMzilakawulandelwa. ngisho khona kwaMthwakazi. vakashela la kuphumule khona uMbhulazi. bese uya engcwabeni likaMlamlankunzi, matopo Hills, the World View. ungabanenhlanhla ufike izulu linile izintaba zigeleza amanzi amhlophe kunemichilo yamakhosikazi uyobhema ukholwe. kuyobe kushona ilanga noma liphuma. akukudanga nakwaBulawayo. lapho uyothala la kwangcwatshelwa khona izinduna ezala ukudelelwa ngondlebe zikhanya ilanga, amaNgisi. mfo inhle indawo yakwaMthwakazi nabantu bakhona banesintu nokuzithoba abayifuni into embi.
vakashela lapho uyongcebeleka uthathe umoya omuhle. indawo yakwaMthwakazi inhle mfo. siyakwamukela.
Last edited by duze; 08/01/08 10:46 PM.
|
|
|
|
Joined: Feb 2008
Posts: 360
Nduna
|
Nduna
Joined: Feb 2008
Posts: 360 |
Ye majida Angazi kumbe yimi engingazwisisi umbuzo womfowethu. Anyway, zomphendule ngokuwuzwisisa kwami. Skhotha, in addition to the usual items, thwala ibathroom tissue yakho ecover your whole stay there. -thwala irack sack yokuthwalisa imali ma usuthengise amarandi -thwala amanzi okunatha lawokugeza. -solar light or cell powered light -shona dictionary -dry goods to cover your stay -hire a car. -to have a good feel of the place just say 'I dont understand shona' -most likely idiarrhoea izakukwamula -dont fall ill to require medical attention -kindly tell as many as you can about Inkundla. -Compare commerce and industry in Bulawayo and Harare -list not exhaustive Ungitshayele iround eMagwegwe North duze kwesabatha ngaphansi kwesihlahla sogagu uzothola ngithunga izicathulo.
HLABA-1-AT A TIME
|
|
|
|
Joined: Jan 2008
Posts: 121
Ngqwele
|
OP
Ngqwele
Joined: Jan 2008
Posts: 121 |
Sanibonani nonke bafowethu nodade.Ninjani lapho nikhona? Thina sisaphila ngapha koMhlathuze. Ngiyabonga ngeziyalo zenu. Ngebhadi umama wasekhaya wale waphetha ukungiphelekezala ohambeni ebengithi ngiyaluhlela. (Nize ningahleki ngoba sibaningi esingaphansi kwengcindezelo yemfaduko emanzi yomama!) Ngicabanga ukuthi ngizozama ukuthi hulukuqu ngenye impelasonto. Sekusele ama-minor logistical issues njengokuthi ngihambe emoyeni noma ngizihambele ngogandaganda wami. Uma ngizozihambela ngogandaganda wami ngizowuthola yini udiesel ngapho?
iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!
|
|
|
|
Joined: Jun 2008
Posts: 170
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Jun 2008
Posts: 170 |
apparently there is plentiful supply of diesel!!one of our Nehandas has discovered it under a rock and ungabuza uGono no Mugabe bazakutshela ngcono!!!we will no longer need the Gadaffis and the Greenbacks to import diesel!!if ufika ama ancestors esakhathele ngokugobhozisa Jatropha might do111
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
|
|
|
|
Joined: Oct 2003
Posts: 200
Sikhulu
|
Sikhulu
Joined: Oct 2003
Posts: 200 |
kanti ndoda wahamba kanjani kwelikamgodoyi? nami ngifuna ukuyojika ngonyaka ozayo, akungincede...
|
|
|
|
Joined: Jun 2008
Posts: 59
Sakhamuzi
|
Sakhamuzi
Joined: Jun 2008
Posts: 59 |
skhotha, kuhle uma ufuna ukuya kwelikaMthwakazi.
However on the 20th December 2008, there is/are a troop of vehicles (7) leaving for kwelakithi and coming back to RSA on the 3rd of january 2009.
Places of visit will include inkaba zonke zesikhosini kusukela *kungcwaba likaMzilikazi *ntabazinduna *old bulawayo *magwegwe *lobengula *makhokhoba *mzilikazi *thorgroove *mathonisa *mpopoma *madlodlo (for those who drink) *visions *bulawayo museum *centenery park *railway museum *amphetheatre *stanley square *BF (sihlale kancane e-soweto) *then leave for the vic falls *view all the wild parks on the way *matetsi wild park *lupane wilderness *hwange national park *emanzini abilayo (axhwathayo) *elitsheni eligobhozayo *edamu tshebetshebe *endwangwini ezifileyo park *view the snake park (emambeni) *sibone lapho okuganyulwa khona ama-vagazi for timber *vic falls and the famous bridge *cross over to zambia for fishing
siyojika umazithi 1 january after the new year celebrations.
kuhamba abangane, izihlobo kanye labanye abavakatshayo nje lawe ungeza uma ungangithinta kuseselesikhathi. okunengi its all about trying to enjoy the good old days and contributing together. material wise, you provide what we have listed and thats all as long as sonke sivumelene.
am here in life to set my own milestone thru the guidance of amadlozi naboKhokho bakwethu for a better future engela kuncindezelwa.
|
|
|
|
|