Inkundla3
Who's Online Now
0 members (), 28 guests, and 3 robots.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Previous Thread
Next Thread
Print Thread
Rate Thread
Page 3 of 8 1 2 3 4 5 6 7 8
Joined: Feb 2004
Posts: 649
M
Ndunankulu
Offline
Ndunankulu
M
Joined: Feb 2004
Posts: 649
Uthi enne: udinga osomahlaya, omajayivane, ama-entertainers, all sundry talent showcase nayo yonke leyo nyambarara. Koshikisha ufudu, isiphithiphithi ehholweni - noma wubani wodedelwa agibele kwi stage, "enze into yakhe". Abanye boshaya isipansula esinuk' ekhaleni! Now what does yonke lenyovanyova have to do with uMntungwa kaMbulazi?


uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
Joined: Aug 2008
Posts: 21
I
Igagu Offline OP
Mafikizolo
OP Offline
Mafikizolo
I
Joined: Aug 2008
Posts: 21
Quote
Koshikisha ufudu, isiphithiphithi ehholweni - noma wubani wodedelwa agibele kwi stage, "enze into yakhe".

What a brilliant soundbite Muntuongelakudla! Ngisazoyi sebenzisa kwi poster, as an advertising line and akuna ngitsho na cent ozayibhadalwa hk hk hk .

Vuselela Ubuntu!


Dedicated to the Social and Cultural Revival of the Ndebele Peoples!
Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Gagu kunjani. we mfo sengihleke ngaze ngabulawa zimbambo ma ngibona ukhuluma nolomuntu. uyagula lomuntu. kanti ubungazi kukhona nalabo abafunda kakhulu kwaze kwaphela umqondo. ngiyezwa uyazama ukumqoqa. uyagula.

uthini umuntu ayenze into yakhe. mina ngizothi masibambeni lengane zethu that day. sivele sithi la namhlanje a ku khu lu nywa i si lungu. siyobe sizithole kahle. no silungu the whole day. sokufundisa isiNdebele. ubona kanjani Gagu.

Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Igagu kunjani. phila mina ngisaphila. 12 october London sw. mamela, uyazi ngeza nomkhonto nehawu lami from eMsinga. so ngingeza nakho lokho. ngiyokugoqela ngephepha amaphoyisa angeke abone lutho. ngifuna ukugiya kancane ngike ngikhombise okuyizingane kwethu kwakwenziwa kanjani. futhi if ukhona ofuna lezinto ukhona umngane wami oya ekhaya uzoya fika naseMsinga so bangangithinta.

as for that muntongena kudla guy, uyagula.uyabona abantu abagula ngengqondo kube bafundile bayingozi. if awunakile kahle ungadideka ngempela. akafani nomuntu ogula kube akafundile. lowo uvela umbone. at one time wakewasho into engakhulumeki ngoNkulunkulu. ma ebuzwa wathi ubedlala. uyabona nje ukuthi cha phela kubi la. uyagula.

Joined: Jul 2008
Posts: 155
Ngqwele
Offline
Ngqwele
Joined: Jul 2008
Posts: 155
this can be done here at mzansi because abantu baningi lana the only thing is to make them understand ukubaluleka kwalowo mbuthano.every year kubakhona ibirthday kamqabuko ebraamfontein so ithink ths one can be also organized only with proper arrangements iproblem nje yikuthi i`ve realised ukuthi abantu bakithi abanengi sebelahlekelwe lithemba lokuba yibo kwabo lapha esouthafrica so this one could help building the confidence in them.from people like igagu with their experience they can help us organise one. so asizameni madoda.yinto enhle kakhulu leyo for abantu abafana nathi kuyadingeka ukuziqhenya ngayo lento.futhi kungcono ngoba okwalomnyaka sikudlulise then we can prepare for next year isikhathi siningi.

Last edited by mg_d; 09/14/08 07:45 PM.

KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
Joined: Nov 2001
Posts: 147
I
Ngqwele
Offline
Ngqwele
I
Joined: Nov 2001
Posts: 147
Hawu madodaaaaaaaa! yaze yamnandi indaba le. Silifisela inhlanhla ngapho ngase Britain mhlaka 12. Lathi lapha esikhona sesizabopha iplani for next year.

Sisonke magents(labo mama).

Vuka Mthwakazi.

Joined: Apr 2003
Posts: 63
Sakhamuzi
**
Offline
Sakhamuzi
**
Joined: Apr 2003
Posts: 63
Sengiyibona ukuthi isizwe sesiyavuka manje. Manje wena gagu why ufihla ibizo lakho wena umemezela umsebenzi omuhle kangaka. Uyesaba iZanu PF loMorgan abeDeal yabo?


KANTI KWENZANI LOKHU KUTHI GWABI GWABI NGEMIKENKE YAKHO!
Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Jah Dingani kunjani. akudingeki gama likaGagu. angithi yilolelo nje. alikho elinye.

angithi kube yithina bakwaMthwakazi esithole izwe selife njengaleliya kuthiwe asinivuse kube sithi wubala lolo. kube sithi madoda akuhlanganisweni amakhanda kusetshenzwe. onecebo akaze nalo.

mina bengingathi akuvulwe ama border. free trade for 3 years. yes, konke okuza kulezwe akutheli duty for 3 years. moto, sigayo, tv, everything duty free. for a period of 3 years.abantu laba abasemabhoda baxoshwe bonke. kuqeqeshwe abasha. abantu abakhele kuleyondawo la kukhona ibhoda kunikezwe bona amathuba kuqala. abantu laba bayayithanda indawo yakibo as such they will want to see it prosper. they will welcome visitors. simple.

as it is now, emabhoda kumbi,kungcolile, kubolile. abantu bathathelwa amakomishi. ibhayisikili elilodwa uma ungakwazi ukukhokha lemali engaka abayifunayo liyathathwa. yini nje leyo? abantu bakhona bonke ngamatshona. abasmayili. umuntu wakhona unyantikana kubesengathi niyamnukela.akunabuntu. visitors to the country are treated with such contempt you would think they , the visitors are beggars. its a disgrace. konke lokhu kwenziwa ngamatshona and when we highlight it kuthiwa siyabathuka.

kube yithina kwaMthwakazi kube uthi uma ufika ebhoda yethu uphathwe ngenkulu inhlonipho. kube nalo igedlela lihlalalibila amanzi ofuna ikofi akazenzele. amantombazane isiNdebeleni anihlangabeza ngokubobotheka ngamazinyo amhlophe okwebisi. ubone nawe ukuthi cha bo ngazengaphathiswa okwenkosi. no line. ukuze uze futhi. kodwangoba ngamatshona umuntu akakubingeleli uvela atanase anembuluke athathe ipasport yakho akwince amakhala ahambe napasport yakhe angakutsheli lutho. yini nje? uyothi mayebuya lapho usephethe icoke. akuphonse ngepasport yakho , go to the cio.next. doti.


Joined: Feb 2008
Posts: 360
M
Nduna
**
Offline
Nduna
**
M
Joined: Feb 2008
Posts: 360
Duze
Siyalibingelela mfo. Banjani esabelweni sakho.
Kanti indaba yethu le mhlaka 12 abantu bayaphonguhlala bekhangelane nje? Yini lingathumi mina ngiyelidingela iSoul birds, iLanga, noma iVenda kids. Kumbe to make things easy ngethule phezu kukawardrobe amarekotsi legalaxy eyeza lebhudas ewenela. Ngoba ngingadinga uMajayivana liyatshona likhal'izinyembezi. "NGABE BONA BASAKHELA AMAFACTORY, NGABE SIYABUYEA, SIYEGCINA ABADALA KONTUTHU ZIYATHUNQA" Good old days!


HLABA-1-AT A TIME
Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Mthwente kunjani wethu.cha ngomhlaka 12 uGagu uthe umuntu nomuntu uvunyelwe ukungena enze into yakhe. akulamkhuba. siyohlangana singamaNdebele SODWA. mina bengithi ngiyophatha ihawu nomkhonto manje unkosikazi wathi ngiyophelela eLondon undergound amaphoyisa ese la ngoba ayocabanga ukuthi ngiqonde ukuyobulala abantu. ngithe kuye akakhululeke ngoba sengiyozifakela ibheshu. nakhona uyala uthi bayothi yimina engiqeda ma endangered animals. angisazi manje. kodwa okusalayo yikuthi ngiyobutha konke okuyizingane ngikukhombe khona. no silungu. futhi angifuni kukutshela kusese early ngoba kuyodla phansi kuthi hayibo yindawo enjani okungakhulunywa singisi. nawe uma unazo yiza nazo zizobona isizwe sakubo. London sw ngomhlaka 12 october siyobonana khona Mthwente. akupolitikwa Mthwente ungakhohlwa. sohlala sikhulume senze loba yini yesiNdebeleni.

Last edited by duze; 09/18/08 06:44 AM.
Page 3 of 8 1 2 3 4 5 6 7 8

Moderated by  Jakalas 

Link Copied to Clipboard
ShoutChat
Comment Guidelines: Do post respectful and insightful comments. Don't flame, hate, spam.
Advert
Powered by UBB.threads™ PHP Forum Software 7.7.5
(Release build 20201027)
Responsive Width:

PHP: 7.3.31 Page Time: 0.020s Queries: 35 (0.006s) Memory: 0.8108 MB (Peak: 1.5664 MB) Data Comp: Off Server Time: 2021-10-23 20:32:44 UTC
Valid HTML 5 and Valid CSS