Inkundla3
Who's Online Now
0 members (), 32 guests, and 0 robots.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Previous Thread
Next Thread
Print Thread
Rate Thread
Page 1 of 8 1 2 3 4 5 6 7 8
Joined: Aug 2008
Posts: 21
I
Igagu Offline OP
Mafikizolo
OP Offline
Mafikizolo
I
Joined: Aug 2008
Posts: 21
VUSELELA UBUNTU!

COME AND JOIN US AT THE LAUNCH OF THE UK MZILIKAZI DAY CELEBRATIONS

Date: 12 OCTOBER 2008
Venue: Holy Apostles Church Hall LONDON SW1V 4LY

TIME: 2pm - 11pm


We kindly invite you to join our community in a free, fun-filled family day of music, song, poetry and dance to celebrate the presence of the Ndebele Nation in the UK.
It is a celebration of who and what we are, recognition of the past in order to live through the present and also prepare for the future.
This is not a political event or a ceremony to ?worship? the founding fathers/mothers but simply a day to get together as a community and uplift one another. All free of charge.

Headlining the celebrations and performing live on stage is legendary former Black Umfolosi band leader, composer & singer LUCKY MOYO and his new band uZambezi. More acts to be confirmed.

A hall couldn't be secured for September, the month King Mzilikazi died, hence the October date for the inaugural celebrations.

WOZA Mthwakazi, Asiwutsheleni umhlaba ukuthi isizwe sikhona njalo siyaphila.

Siyabonga.





Dedicated to the Social and Cultural Revival of the Ndebele Peoples!
Joined: Jan 2008
Posts: 49
M
Mafikizolo
Offline
Mafikizolo
M
Joined: Jan 2008
Posts: 49
only if these things were happening eSouth Africa which is close to home and very strategic to the rebuilding kaMthwakazi.

Why couldn't we, why can't we, why won't we stand up like abalandeli bakaZuma in the quest yokuvuselela uMthwakazi?????????????????

Joined: Jun 2008
Posts: 170
M
Ngqwele
*
Offline
Ngqwele
*
M
Joined: Jun 2008
Posts: 170
may be si concerned ngokuya esiswini ie silana for imali. however i think we should invite ourselves to ceremonies ezifana ne birthday ka Zwelithini ebikhona nge weekend and other Zulu traditional ceremonies like umhlanga reed dance ukuze babe awe of us. izingane eziningi zamazulu think every one in zimbabwe is a shona and ngabakamgabe maar it has to change!!
there should be youth cultural exchanges etc


those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Gagu siyabonga bo waze wawenza umsebenzi omuhle.basekhona ngempela abantu bakithi abaphilayo ngaphandle la. kuhle ngempela ukuthi abantu bahlangane nje. hayi ngepolitiki noma ngesonto noma ngomatshayelwana. kuhlangane nje kwazwane. nezingane zethu zithole abangane abakhuluma limi lunye. kwazibani, kungavela inkunzimalanga yenkosi ngayole mibuthano. awubheke sokuyothiwa ngiyapolitika. namingiyeza nje no politiki. ngempela siyabonga bo. kungathi singatheleka ngobuningi bethu labo abanelisayo baze.futhi kuthiwa konke free.

mina la engingakhona lento yokubuthanwa yenziwa ngabeSuthu baseLesotho.bayahlangana for 2 days baze nezingane zabo bakhulume isiSuthu lesiya esideep. bajabule impela kubesengathi kuseMaseru.

Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Gagu nalesiqubulo sakho sihle. VUSELELA UBUNTU. VUSELELA UBUNTU.sasihle lesisitsho. vuselela ubuntu.12 october Holly Apostles Church Hall, sw1v 4ly.. see you there. konje uNonceba Mnkandla wayevalelisa kanjani lapha kuradio 2? wayethini konje sengikhohliwe mani. wayethi Goodman bye bye. ingabe kwangubani loGoodman onenhlanhla kangaka ovaleliswa emsakazweni. cha ezinye insizwa zinenhlanhla ngaphandle la. so Gagu bye bye.

Joined: Aug 2008
Posts: 21
I
Igagu Offline OP
Mafikizolo
OP Offline
Mafikizolo
I
Joined: Aug 2008
Posts: 21
Originally Posted by mphakathi
only if these things were happening eSouth Africa which is close to home and very strategic to the rebuilding kaMthwakazi.

Why couldn't we, why can't we, why won't we stand up like abalandeli bakaZuma in the quest yokuvuselela uMthwakazi?????????????????

Mphakathi, ubuza umbuzo omqoka kodwa impendulo ikuwe namanye amaNdebele lapho eMzansi. Only nxa selizimisele ukubonakala, ukwaziwa, ukukhuluma njengamaNdebele will you start to assert your Ndebele identity. So, phumani under the shadow of South Africans libatshele, libabonise lapho ukuthi lingamaNdebele lina.

Sibanengi kakhulu lapha eNgilandi to make umkhosi lo long overdue and the idea yikuthi lapho okunabantu bakithi abayi 2 or more, babuthane bawutshele umhlaba ukthi bayisizwe sini.

Asidibaneni khona mhlaka 12!


Dedicated to the Social and Cultural Revival of the Ndebele Peoples!
Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Gagu kunjani. kodwa lomsebenzi omuhle kangaka ubungawenzi ngani ngomgqibelo? mina bengibona umgqibelo ulusuku oluhle ngoba nathi esiqhamuka lee kuboNewcastle besizokwazi ukuphindela emuva ngesonto siqale emsebenzini ngomsombuluko. phela abanye abafowethu bazabe bebuya ngase Scotland.

okunye esifisa ukucacise yikuthi siza enkonzweni noma sizohlangana siyisizwe sinye qha. kodwa kuhle lokho okwenzileyo. kuyamvuselela umuntu. ngiyabonga.

Joined: Aug 2008
Posts: 21
I
Igagu Offline OP
Mafikizolo
OP Offline
Mafikizolo
I
Joined: Aug 2008
Posts: 21
Ngiyasizwa isikhalo sakho Mnu Duze. Inkinga esibenayo yikuthi ama hall abesethethwe ngomgqibelo and yikho ukuze siwethulele isizwe ngo October lo msebenzi. Besiqale safuna umgqibelo ngo September.Ngakho ngiyacela nsizwa ukuthi uze nabantwana and ngiyazi kuzoba buhlungu ukuvukela ethetsho ngomvulo kodwa for one day lonyaka, sacrifice umbhede uzovuselela ubuntu kanye nabanye.

Hayi nsizwa, siyabe sibuthana njenge sizwe hayi for inkonzo noma nje amakholwa angathanda ukufaka umthandazo, angazi. Wozani sivimbe iLandani yonke siwutshele umhlaba ukuthi isizwe sikhona njalo siyaphila. Sifuna sibuthaneni as amaNdebele first and foremost, kungakhathalekile ukuthi ungu nurse, dilayiva, lova, titshala,manenja, umude, umfitshane,ungowe sabatheni, roma, uyinkinsela etc. First sithi singamaNdebele.

Asidibaneni khonale!


Dedicated to the Social and Cultural Revival of the Ndebele Peoples!
Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Gagu ngiyezwa. sengiyothatha i one day off ngalowo msombuluko. ngiyobutha konke okungokwakaGumede ngithi ayiye niyobona abantu bakini. ngikhathele mina ingane sezingabelungu. akushosholozwe nakho kuyoxhamanda khona phambili.

as for inkonzo, angeke kuhlale kungabikhona ozoyithi chatha.

uzozwa nje sekubenomunye othe soooommlaandeela somlandel,.;'/';
nawe uvele uhlale phansi ngoba kuyabe kungasekho ongakwenza. nakho futhi kuhle. 12 october . sobonanakhona. kungathi nale weather ingasivumela.

Joined: Feb 2004
Posts: 649
M
Ndunankulu
Offline
Ndunankulu
M
Joined: Feb 2004
Posts: 649
It boggles the mind why any self-respecting mAfrika with a conscience would even let the thought cross his mind uku bungaza uMntungwa kaMbulazi right in the heartland of the very oppressor pig skinned goons aba bhidliza injula yobu Afrika. But then again, abantu seba lahlekelwa unembeza, bangenwa ubelelesi too much. I suspect kukhona inkece abasophe ukuyi hlomula ngalo mgidi mbumbulu wabo eNgilandi yansondo.


uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
Page 1 of 8 1 2 3 4 5 6 7 8

Moderated by  Jakalas 

Link Copied to Clipboard
ShoutChat
Comment Guidelines: Do post respectful and insightful comments. Don't flame, hate, spam.
Advert
Powered by UBB.threads™ PHP Forum Software 7.7.5
(Release build 20201027)
Responsive Width:

PHP: 7.3.33 Page Time: 0.012s Queries: 36 (0.005s) Memory: 0.8076 MB (Peak: 0.9016 MB) Data Comp: Off Server Time: 2021-12-05 14:15:34 UTC
Valid HTML 5 and Valid CSS