Inkundla3
Who's Online Now
0 members (), 30 guests, and 2 robots.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Previous Thread
Next Thread
Print Thread
Rate Thread
Page 3 of 4 1 2 3 4
Joined: Jun 2008
Posts: 170
M
Ngqwele
*
Offline
Ngqwele
*
M
Joined: Jun 2008
Posts: 170
Originally Posted by Skhotha
Ukhumbule ukuthi isiNdebele is an official language eMzansi!
skhotha mfo, its not that you don't know, you don't get it!!as far as speaking is concerned isiNdebele (sakoBulawayo) is no way near isiZulu, let alone isiNdelele saseMzansi okuyisona i official language!!
never compare isindebele saseMzansi lesako Bulawayo ngoba of all nguni languages, it is the most complicated for mthwakazians, isizulu is the least complicated, followed by isiXhosa, isiSwati and lastly isi"Ndzebele"!!


those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
Joined: Dec 2007
Posts: 323
M
Nduna
Offline
Nduna
M
Joined: Dec 2007
Posts: 323
Quote
skhotha mfo, its not that you don't know, you don't get it!!as far as speaking is concerned isiNdebele (sakoBulawayo) is no way near isiZulu,...
This is misleading Mpume, isiNdebele saKwaMthwakazi sicishe sifane ncamashi lesiZulu. Ngike ngalwa loSkhotha lapha eNkundleni ngithi ubhala isiNdebele.


Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.
Joined: Jan 2008
Posts: 121
S
Ngqwele
Offline
Ngqwele
S
Joined: Jan 2008
Posts: 121
Sanibonani bofowethu,
Mpume, kayise, sengiyezwa manje. Phela mina ngazi ukuthi isiZulu yisiZulu, whether there are a few differences between choice of words and/or pronunciation. I thought the same applies to isiNdebele. uxolo kuleyondawo kodwa uDube akocacisa kokuzayo.
Kuyangimangaza lokhu ukungafani kwezilimi. Mina kwasiZulu sakithi siyangiphamba kodwa nesiNdebele etc uzongihleba uzisole.


iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!
Joined: Feb 2008
Posts: 163
L
Ngqwele
Offline
Ngqwele
L
Joined: Feb 2008
Posts: 163
Hatshi bafowethu nabo Dade lingazifundela leso siZulu kodwa mina I encourage abantu ukuba bafunde isiNdebele laso besazi. Mina me fo myself ngiqakathekisa isiNdebele ukwedlula isiZulu. Ma ngisenelisa ukuxoxisana lomZulu mina ngixoxa ngesintu hatshi am fine with it. Ubuhle begoli wukuthi loba ngubani lobani wenelisa ukusebenzisa olwakhe ulimi. Lami ngingaxhamanda ngesami isNdebele bayezwa. Kudala ngisafika eGoli ngangilo mdhlandhla lami owokufunda iziZulu kodwa okwamanje angisaboni ukuthi singanginceda ngani.


Novus Ordo Seclorum
Joined: Jul 2008
Posts: 155
Ngqwele
Offline
Ngqwele
Joined: Jul 2008
Posts: 155
mina ngiyamangala ngoba madoda ekhaya isizulu besisifunda esikolweni even if there is adifference incane i have met guys
from kwazulu natal bayamangala isindebele siyafana nolimi lwabo and mina ngazi amacimbi engama cimbi ngesizulu lo mumbu baya hulula njengathi kanti even kunjalo njev laso isindebele lesi lulimi lwethu okufanele siziqhenye ngalo especially la esouth africa kumnandi ukukhululeka ukhulume ulimi lwakho nxa uphakathi kwabantu ukuze bazi ukuthi sikhona isaizwe esithile ezimbabwe phela phela njengoba singakhitshwa kumabonakude yithi okumele sizibonakalise emhlabeni.


KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
Joined: Jun 2008
Posts: 59
O
Sakhamuzi
Offline
Sakhamuzi
O
Joined: Jun 2008
Posts: 59
uyazi mfethu from what i have seen, ukwazi kuqakathekile hatshi ukuhlala emnyameni. the majority for example those abaqala i-xenophobia, abazi imbali yabo hence they dont give a damn about ukuthi ephumaphi and which language you speak. they all think ukuthi kasikhoni ukuthi sithi 'indololwane' ngoba bathi yibo bodwa abakhulumayo.

bengazi ukuthi how we got to be in zim, zambia & malawi trust me ungathola ukuba they will very much understand but unfortunately they are very few who know that.

wena uma ukubo, just set yourself clear ngembali yakho and you will be comfortable, ungalingi uthi ungum-zulu, just tell them ukuthu uliNdebele lamampela elakoBulawayo e-Zim and not a shona period!!


am here in life to set my own milestone thru the guidance of amadlozi naboKhokho bakwethu for a better future engela kuncindezelwa.
Joined: Jun 2008
Posts: 170
M
Ngqwele
*
Offline
Ngqwele
*
M
Joined: Jun 2008
Posts: 170
Originally Posted by Mthakathi27
This is misleading Mpume, isiNdebele saKwaMthwakazi sicishe sifane ncamashi lesiZulu. Ngike ngalwa loSkhotha lapha eNkundleni ngithi ubhala isiNdebele.
i don't like ukudinda ndawonye maar you should have noticed that i said SPOKEN ndebele is NO way NEAR SPOKEN zulu. my emphasis was on "spoken".eg the way amandebele speak u"mduduzi" will easily alert a zulu speaker that what you are speaking is not zulu even though he is famillia with the word mduduzi!

partly, thats why besithi all zimbabweans including amandebele ngamakhalanga because of the way we pronounce "zulu words"(also historically, amakhalanga where the majority of immigrants to egoli since the early 1900s).

i don't know any ndebele word pronounced like a zulu word. from umama, ubaba, ugogo, uhambile, umtwana etc, even the way we pronounce vowels ihlukile!!! note that as far as writting is concerned written-ndebele is 90%written-zulu!!inkinga ibakhona ekukhulumeni ngoba most "joining words" like ezika(-of) are of xhosa+khalangish origin!also negative words like angidlanga, angimbonanga, angihambanga ie the use of -anga is dominant in ndebele than in zulu which uses -ile ie angidlile though -anga is used in a few words!!!

about learning "ZULU" in school, having had some secondary education kwaBulawayo, the emphasis is on "written" zulu!
the way Zulu novels are read and "uhlelo lweSiZulu" is studied, its done in ndebele!!no learner can read a zulu novel in zulu, they read it in ndebele!effectively no Zulu is leant!!


those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
Joined: Feb 2008
Posts: 163
L
Ngqwele
Offline
Ngqwele
L
Joined: Feb 2008
Posts: 163
Sengike ngalalela amaZulu amanengi asuka kwaZulu eNatal, the way the pronounce their words is very much similiar if not same as isiNdebele sikaMzilikazi. Kumane kufane nje. IsiZulu seGoli yiso esisuka sibe yinkinga. If pronounciation is different kanti ama Soul Brothers acula ngalimi bani? Kumane nje kufane lokucula ngesiNdebele. Njengoba omunye umfowethu echazile ukuthi isiZulu i pronounciation yehlukana ngendawo kodwa bayazwana nje ma bexoxa.


Novus Ordo Seclorum
Joined: Jan 2005
Posts: 195
M
Ngqwele
Offline
Ngqwele
M
Joined: Jan 2005
Posts: 195
Mpumelelo unenkinga engumangaliso, ngieneqinisa ukuthi useseyinfundamakhelo yesiZulu. Mina isiZulu ngisincelile, ngisho ngoba isiNdebele ngisincelile. Mhlawumbe isiNdebele sethu siyehukana njalo,ngoba mina lapho engiphuma khona, isiNdebele esibhalwayo nesikhulunywayo sicishe sifane nesiZulu. Ithi ngikuncebe indlebe ngolwimi lwesingisi, isingisi saseNingizimu neNgilandi nesaseNhla yaseNgilandi sithi ukuhluka ngendlela esikhulunywa ngakhona. Unmuntu ohlala eLiverpool kunzima ukuthi aqondisise Isingisi somuntu ohlala eBrighton. Kodwa lokhu akusho ukuthi isingisisaseNingizimu yaseNgilandi sehlukile kunesaseNhla yaseNgilandi,umahkuko yindlela abaphimisa ngakhona amazwi abo. Kuyefana ke lokhu nolimi lwesiNdebele nesiZulu.
Uma uzothi umuntu ofunda inovel yesiZulu uma enguMndebele akayifundi ngesizulu uchaza ukuthini,awuboni na ukuthi yikufiphala komqondo lokhu? Ngokwazi kwami amagama amaningi awesiZulu akhulunywa ngokufana nawesiNdebele. Hhayi ukukhulunywa nje kuphela kodwa nengcazelo iyefana.

Joined: Jun 2008
Posts: 170
M
Ngqwele
*
Offline
Ngqwele
*
M
Joined: Jun 2008
Posts: 170
Originally Posted by Madlenya
Mpumelelo unenkinga engumangaliso, ...,
Uma uzothi umuntu ofunda inovel yesiZulu uma enguMndebele akayifundi ngesizulu uchaza ukuthini,awuboni na ukuthi yikufiphala komqondo lokhu? Ngokwazi kwami amagama amaningi awesiZulu akhulunywa ngokufana nawesiNdebele. Hhayi ukukhulunywa nje kuphela kodwa nengcazelo iyefana.
listen to what you are saying!!when did i refer to u"mNdebele"??tell me one thing, wubani umfundi okhona ukubala i-novel yesizulu-ie UBHEKA- ngesiZulu??niks!!they read Zulu novels in ndebele, and what do you expect when they are being taught by "shonas"??????
accept the truth man!!!isiZulu esikhulunywayo sehlulile kakhulu nesindebele esikhulunywayo!!!!
the way amandebele speak "umduduzi" will send a zulu(oro a swati) looking for cover!!!!!!!!!!!
inyembezi=izinyembezi
inkomo=izinkomo
inqagala=iqakala
bheka=bona
ukhulu=umkhulu
umama=u..ma

tell me one zulu word which is similary-spoken in ndebele and i will tell you 99 zulu words which are nie near to ndebele even though the spelling is 100% similar!!!!!!!!!!
how can you expect pupils to learn zulu novels when they are being taught by non-bonafide zulu speakers??????


those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
Page 3 of 4 1 2 3 4

Moderated by  Jakalas 

Link Copied to Clipboard
ShoutChat
Comment Guidelines: Do post respectful and insightful comments. Don't flame, hate, spam.
Advert
Powered by UBB.threads™ PHP Forum Software 7.7.5
(Release build 20201027)
Responsive Width:

PHP: 7.3.31 Page Time: 0.019s Queries: 35 (0.005s) Memory: 0.8097 MB (Peak: 1.5664 MB) Data Comp: Off Server Time: 2021-10-28 20:04:11 UTC
Valid HTML 5 and Valid CSS