0 members (),
32
guests, and
0
robots. |
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
Joined: Dec 2007
Posts: 323
Nduna
|
OP
Nduna
Joined: Dec 2007
Posts: 323 |
Bakwethu ngiyazi ukuthi sesingalingeka sigilime senze izinto ngesiphangiphangi sifuqwa yikukholisa esikwenze ngesonto elidlule, kodwa ngithi njengenjayelo asenzeni esikwaziyo okubizwa ngokuthiwa ukuhlela njalo lokulungiselela okuphelele,asfiseni njalo sifune ukuthi usuku lwangomnyaka ozayo lube yimpumelelo eyedlula eyalo nyaka, lokhu singakwenza njalo ngiyathemba ukuthi sizakwenza.
IMIBONO: 1)makube nesikhwama. sidlile sasutha kodwa kuthenge bani??????? mina angizidli inkobe zasemzini. futhi ngisemutsha kabi ukuthi ngingahlulwa yi 10 pounds after every other month. uzifake enkingeni Gagu. vula i account. nabanye obathembileyo bese nisinika inambha. qha kwaphela. kuyothi lowo onayo afake leyo onayo. njalo nisazise ukuthi sekunamalini. ngumbono wami lowo. next time Gagu uhaya elikhulu iwolo uthenge nokudla okuningi namabraai stand amakhulu amaningi futhi.(by Duze)
2) Akuhlanganiswe icommittee ezokhangela nge planning,resourcing and organising.The committee shld include those who were responsible for this year's event. 3) The shoul be two big banners written: Mzilikazi kingof the Matebele and the second one written, Ndebele Nation.
4) There should be an extensive publicity program starting from now,it must be deliberate and well-focused. 5) Other nations and friends should be invited, such as Tswanas, Zulus, Swazis,(should be based in the UK) and the British Royal house representatives. 6) Many cultural groups should get involved, there are many Mthwakazi cultural groups in the UK.
7) Shona represantatives should be invited, but the speaker should be monitored, when he starts straying on the podium, he should be dragged out immidiately.
Ngiyabonga okwamanje, kodwa ngisazobuya leminye njalo imibono, kuthiwe sonke singabahlanyeli, yikho Mahlabezulu, asihlanyeleni sonke.
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.
|
|
|
|
Joined: Jan 2005
Posts: 195
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Jan 2005
Posts: 195 |
Mihle kakhulu imibono ephakanyiswe lana, nami ngizomane ngiphonse esivivaneni, ngoba kuhle ukuxhasana njengesiZwe. Ingqubekela phambili yencike ekubambisaneni nasekusebenzeleni ndawonye siwumbimbi inyanda ngempela. AbeSotho bathi imfe ezimele iyodwa ilula ukuphuleka kodwa ungazihlanganisa zibeyinyanda kunzima ukuthi uzephule.
Last edited by Madlenya; 10/14/08 09:35 AM.
|
|
|
|
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Sikhulu
|
Sikhulu
Joined: Mar 2008
Posts: 299 |
Mthakathi ngempela ngempela uqonde mina nee. kubizwe amaTshona? over my dead body.wena ngempela ufuna inhlamvu. kwawena. kwenziweni? uyoqalaphi? uthi bezokwenzani? kukhulunywe isiTshona ngempela kutolikwe. ngeke. ngithi ngeke mfo. ngiyazi ususa uthuthuva nje ufuna ukuhleka, kodwa la lutho mfo asibadingi labantu. besizonda kangaka. ufuna isibhamu kwawena.
ngumbono wami ngedwa kodwa if abanye bahambisana nawo well ayikho into engingayenza komele ngivumelane nani.
|
|
|
|
Joined: Apr 2003
Posts: 1,399
Nkosi
|
Nkosi
Joined: Apr 2003
Posts: 1,399 |
Bafowethu.
Mthakathi, unzima. hk hk mhk hk, haaayi mani ungangenzi so. "When he starts to stray, HE SHOULD BE DRAGGED FROM THE STAGE" hk hk hk hk.
Kodwa seriously ngalokhu esikuzwileya lathi from this side, lingu MTHWAKAZI owempela. Never mind what ever errors you make as long as they are in good faith. Never mind what somebody else says about the leaking roof of your house, as long as you have started building that house.
What impresses me most, yikuthi dispite other differences of opinion we have, we have proven that an OPINION is just that, an OPINION. It can never be an obstacle to the unity of the MTHWAKAZI children. Our unity is a PURPOSE, not an OPINION. Ngiyalihlonipha zihlobo zami.
Li Zwangendaba.
|
|
|
|
Joined: Feb 2008
Posts: 360
Nduna
|
Nduna
Joined: Feb 2008
Posts: 360 |
7) Shona represantatives should be invited, but the speaker should be monitored, when he starts straying on the podium, he should be dragged out immidiately. Mthakathi ngempela ngempela uqonde mina nee. kubizwe amaTshona? over my dead body.wena ngempela ufuna inhlamvu. kwawena. kwenziweni? uyoqalaphi? uthi bezokwenzani? kukhulunywe isiTshona ngempela kutolikwe. ngeke. ngithi ngeke mfo. ngiyazi ususa uthuthuva nje ufuna ukuhleka, kodwa la lutho mfo asibadingi labantu. besizonda kangaka. ufuna isibhamu kwawena.
ngumbono wami ngedwa kodwa if abanye bahambisana nawo well ayikho into engingayenza komele ngivumelane nani. Esikhosini Amadoda la alobe phezudlwana angitshiye ngicabanga. Lapha sisithi sifuna ukwehlukana lamatshona sitshoni? To what extent? eg lapha sesithole uzibuse, bayavunyelwa na kwaMthwakazi? Bangafunda na ezikolweni zethu? Bangathola imisebenzi kumakampani kwaMthwakazi? Khona ma kuhlanganwa njengoba nje kwenziwe ePimlico bayavunyelwa na as invited guests? LABAKE ABARESETLWA njalo sebakhe imizi kwelemaNdebeleni kuthiwani ngabo? SALANI KAHLE.
Last edited by MTHWENTWEHLABA1; 10/14/08 10:27 PM.
HLABA-1-AT A TIME
|
|
|
|
Joined: Oct 2008
Posts: 127
Ngqwele
|
Ngqwele
Joined: Oct 2008
Posts: 127 |
bayavunyelwa na as invited guests? Invited guests? Invited guests ? Guest! In our cultural event, eng'khona isaqala! Abake bame mani abantu bake bazitshayise ngomoya bezenzela into zabo.
There is no Darkness but Ignorance! Siku Information Age Mthwakazi.
|
|
|
|
Joined: Dec 2007
Posts: 323
Nduna
|
OP
Nduna
Joined: Dec 2007
Posts: 323 |
Zinsizwa zakithi liyangihlekisa, ligijimisa umoya liyeke inyamazana kutheni kanti? Into emqoka lapha yikuthi sinike imibono yethu yokuthuthukisa lolusuku lokukhumbula inkosi. Kodwa lina libhizi ngamaShona wenu.
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.
|
|
|
|
Joined: Dec 2007
Posts: 323
Nduna
|
OP
Nduna
Joined: Dec 2007
Posts: 323 |
Nanku omunye umbono omuhle ovela kuJJMatshetshe: Kuze kuthi ngalwalukhona mhlaka 12 sidibene singamaNdebele. Ngiyaqinisa ngithi ngo 2009 masigubha umkhosi weNkosi uMzilikazi, luyabe lukhona kanye lezinye izingwalo zethu kukhangiswa ngazo emathaleni ma abaqoqa umkhosi bevuma. Bezikhona izinsizwa zakithi ezingosomabhizimusi ,singabakhuthaza lalapha enkundleni ukuthi ma kulama cultural events basincede sikwazi ukufumana i literature yethu kanye lezinye inkomba zobuNdebele esizabuyela lazo emakhaya kungabakuhle kakhulu.
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.
|
|
|
|
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Sikhulu
|
Sikhulu
Joined: Mar 2008
Posts: 299 |
JJ mfo ngempela what guest? hawu , guest kabani? abakebame. abame kanti bona yini ngabo njalo lasingakhona sebela. zisukanje , cha abame. nathi sike sibesodwa. akusilocala lelo.
|
|
|
|
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Sikhulu
|
Sikhulu
Joined: Mar 2008
Posts: 299 |
Mthakathi uvukanjani namhlanje mfo. mina ngisatotoba.
|
|
|
|
|