Inkundla3
Who's Online Now
0 members (), 31 guests, and 2 robots.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Previous Thread
Next Thread
Print Thread
Rate Thread
Joined: Aug 2008
Posts: 24
M
Mafikizolo
OP Offline
Mafikizolo
M
Joined: Aug 2008
Posts: 24
1. Isalakutshelwa sibona ................
A. Ngamehlo
B. Ngamagogorosi
C. Ngama Green bomber
D. Ngomopho

2. Isinkwa sidliwa ngasiphi isikhathi?
A. Khisimusi
B. Ekuseni
C. Kasikho eZimbabwe
D. Bengasithumezela eGoli

3. Ubaba uhamba edolobheni nge.............
A. Bhasikili
B. Nyawo
C. Ngemota
D. Nge pick up kumbe ngeZhing zhong


4. Umongameli weZimbabwe oweqiniso ngu..........
A. Mugabe
B. Gono
C. Tsvangirai
D. Makoni

5. USipho wahlangana loMusa esiya eVinkilini. Ngubani owayesiya evinkilini?
A. NguMusa
B. Akulazinto emavinkilini
C. NguSipho
D.Bonke bobabili.

6. UNjabulo wathenga isinkwa nge $50 bamtshintsha i$15. Isinkwa sasingamadola amangaki?
A. Kasikho isinkwa ezitolo.
B. Amatshumi amathathu lanhlanu
C. Amatshumi amahlanu
D.Ngamanga isinkwa siyi $80 000

7. Ebhalwini kwabonakala inyoka. Zazingaki inyoka ebhalwini?
A. Zazimbili
B. Yayiyodwa
C. Zazizinengi
D. Inyoka kazikho eZimbabwe

8. Ixoxo lakhwela idada lawa, yini elawayo?
A. Lixoxo
B. Lidada
C. konke
D. akula

9. AmaRandi atshintshwa ........
A. KoMadube
B. KoMandlovu
C. KoSphatheleni
D. Ebhanga

10. Umbalisi Dlodlo utsheba ............. uzathola amafutha (Fats)
A. ngamatemba
B. ngamachunks
C. ngendumba zeWorld Vision
D. ngenhloko yengulube

11. Uhulumende wanika abantu ..................... umhlabathi.
A. beZANU PF
B. abamnyama
C. abadubekayo
D. amawovethi

12. Umuntu onothileyo.............
A. Yisipatsha
B. ngusiphatheleni
C. yisinothi
D. yinginga

13. Ulenkani njengo...............
A. Tsvangirayi
B. Mugabe
C. nwabu
D. tshongololo

14. Impahla engaduliyo ...........
A. itshiphile
B. ithengwe ematshayineni.
C. ithengwe kubokhathama
D. ithengwa eGoli

15. Ibandla elibusayo eZimbabwe yi........
A. MDC-T
B. MDC-M
C. Mavambo-Kusile
D. Zanu-PF

How would you answer them bafowethu?

Joined: Aug 2008
Posts: 14
M
Mafikizolo
Offline
Mafikizolo
M
Joined: Aug 2008
Posts: 14
Interesting paper! Crazy, but ineresting!
I guess 7th Graders are not too bright nowadays.
We didn't have it so easy!
usale kahle!!!

Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
kodwa bafethu nisuka niyithathephi into enje? cha abantu basenalo ikhono ngempela. ngempela umuntu usuka ecabangani aze aze nento enje? yini izhong zhong bafethu? madoda anikahleni bo. kanti. hayi bo. kanti sekukubi kanje?

Joined: May 2008
Posts: 53
Sakhamuzi
Offline
Sakhamuzi
Joined: May 2008
Posts: 53
Ngiya bingelela kini lonke.Ndoda yamandoda into yakho iyabongeka inhle njalo imnandi mina lapha engikhona ngihleke ngaze ngakhala ungazibuza ukuthi ngikhaliswa yini?Ndoda yamandoda umhloliso wakho ngiwunikheze abafana abayi 5 abeza lapha emazweni bebancinyane ama answer engiwatholileyo ha ha ha.Ndoda yamandoda ngiyabonga.


edlezinye

Moderated by  Jakalas 

Link Copied to Clipboard
ShoutChat
Comment Guidelines: Do post respectful and insightful comments. Don't flame, hate, spam.
Advert
Powered by UBB.threads™ PHP Forum Software 7.7.5
(Release build 20201027)
Responsive Width:

PHP: 7.3.31 Page Time: 0.018s Queries: 23 (0.004s) Memory: 0.8951 MB (Peak: 1.7610 MB) Data Comp: Off Server Time: 2021-10-25 19:51:53 UTC
Valid HTML 5 and Valid CSS