Inkundla3
Who's Online Now
0 members (), 35 guests, and 1 robot.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Ad
Previous Thread
Next Thread
Print Thread
Rate Thread
Page 2 of 2 1 2
omnyama #40919 11/07/08 05:17 PM
Joined: May 2008
Posts: 53
ngubo Offline OP
Sakhamuzi
OP Offline
Sakhamuzi
Joined: May 2008
Posts: 53
Ngibona engani nguwe wedwa umuntu owalusayo. Ngicela ungikumbuze inyoni edla ezinye,kodwa yona ayidliwa khada.


edlezinye
ngubo #40922 11/07/08 06:42 PM
Joined: Jun 2007
Posts: 97
Sakhamuzi
Offline
Sakhamuzi
Joined: Jun 2007
Posts: 97
Quote
Ngicela ungikumbuze inyoni edla ezinye,kodwa yona ayidliwa khada.

uhelwane ludla ezinye ikakhulu amatsiyane enkukhu, namajuba!

omnyama

ngubo #40931 11/08/08 03:43 PM
Joined: Mar 2008
Posts: 299
D
Sikhulu
Offline
Sikhulu
D
Joined: Mar 2008
Posts: 299
Ngubo ufuna ugwinyi noma? ngudoti wenyoni lokho. ngakengakuthiya ngakubamba. nxa ngithi ngiyakuphuthu kwangiluma isimanga. umlomo wakho ubukhali kwe reza. kwavela kwa nka kwadlepha ngenzipho nazo ziqinile ungathi lucingo. apu udoti kwanyama yakho imnyama iqinile. noma ukubhekile kuyisithithibala nje. noma kuphapha akuyiphezulu kundizela phansi. ah udoti wenyoni. kwakungafanele ukudliwa. nalapho kwakhela khona kusemeveni noma eweni, udoti. ngikuzonda kabi. umadlezinye. nxi

Last edited by duze; 11/08/08 03:52 PM.
duze #40937 11/09/08 12:49 PM
Joined: Jul 2008
Posts: 155
Ngqwele
Offline
Ngqwele
Joined: Jul 2008
Posts: 155
insingizi,amanqe,amalanda,itshivovo,uthekwane,idada,umzwazwa,ijuba ntende


KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
Page 2 of 2 1 2

Moderated by  Jakalas 

Link Copied to Clipboard
ShoutChat
Comment Guidelines: Do post respectful and insightful comments. Don't flame, hate, spam.
Advert
Powered by UBB.threads™ PHP Forum Software 7.7.5
(Release build 20201027)
Responsive Width:

PHP: 7.3.31 Page Time: 0.013s Queries: 23 (0.005s) Memory: 0.7671 MB (Peak: 0.8170 MB) Data Comp: Off Server Time: 2021-10-25 21:05:49 UTC
Valid HTML 5 and Valid CSS