Kungaba unjani umumo wezomnotho phesheya njengoba kuthiwa kuleFinancial Crisis kubuye kuthiwe sekukhona iBailout. Kungaba kusahlaleka yini phesheya, ikakhulukazi eAmerica laseCanada. Ngicela ongaba ehlala khonangale athiukungichazela kancane.Kambe kusasengumqondo omuhle ukuya phesheya?