Sanibonani onyakeni omusha, angethembe ukuthinisaphila lapha enkundleni yoMthwakazi. Cha,thina sisaphila kwelomMsholozi noTerror.
Ntsogo, anginalo usizo olutheni kepha nginemibuzo. Nginezinsolo zokuthi ungumXhosa. Kuyikho yini lokho?
Hayi kabi angicwasi wukuthi okwaXhosa kuyangiphamba ngoba akufani ncamu nalokhu engikuqondayo. For instance thina siyathakazela ukuchaza imvelaphi yethu njengathi " Zikode, Mawandla, nyoni yenkosi engadliwa ngabafokazana....".
Siyabongelana ukuchaza umuntu nezenzo zakhe "uBhejane phume esiqiwini kade benguvalele ... kade bethi uZwelthini akakuphatha...
iSiduko siyini phakathi kwezibongo, hayi isibongo = surname, nezithakazelo?