|
0 registered (),
4
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#12431 - 09/20/03 01:52 AM
Readership
|
Mafikizolo
Registered: 09/18/03
Posts: 10
Loc: Oxford
|
To find out the ethnic composition of the readership of this website; and how many in Zimbabwe read it as opposed to those readers outside the country.
|
|
Top
|
|
|
|
#12432 - 09/23/03 05:16 PM
Re: Readership
|
Mafikizolo
Registered: 06/13/03
Posts: 49
Loc: england
|
yindaba kungela ndawo yabanye abantu bako Mthwakazi, eg, Venda, Kalanga, Sotho, Tonga, Nambya etc?
Qala kutsha into leyi usulungise into leyi before we start accusing you of things.
|
|
Top
|
|
|
|
#12433 - 09/24/03 02:03 AM
Re: Readership
|
Mafikizolo
Registered: 09/18/03
Posts: 10
Loc: Oxford
|
Toots Isikhalazo sakho siyezwakala...lesosilinganiso sizaveza ububanzi benational profile yewebsite singakaqalisa ukubala abangekhaya.
|
|
Top
|
|
|
|
#12434 - 09/25/03 05:51 PM
Re: Readership
|
Mafikizolo
Registered: 06/13/03
Posts: 49
Loc: england
|
kukhanya umcijo wami awuwuzwisisanga
Ekuvoteni lapha kuthiwa 'Mother tongue' and mina nje ngeVenda ngithini khona lapho?
|
|
Top
|
|
|
|
#12435 - 09/25/03 05:55 PM
Re: Readership
|
Mafikizolo
Registered: 06/13/03
Posts: 49
Loc: england
|
uxolo ngicine sengibonile ukuthi kulo 'any other' languages! Kodwa kuyangimangalisa ukuthi uze ugijimele ukunanza amaShona over abanye abantu bako Mthwakazi in your poll.
|
|
Top
|
|
|
|
#12436 - 09/26/03 01:13 AM
Re: Readership
|
Mafikizolo
Registered: 09/18/03
Posts: 10
Loc: Oxford
|
|
|
Top
|
|
|
|
#12437 - 10/25/03 12:17 AM
Re: Readership
|
Mafikizolo
Registered: 10/22/03
Posts: 9
Loc: harare
|
i think it makes sense for shona to be given precedence over the other languages such as venda etc, because the pop. of zim is roughly like so: shonas-82% ndebeles-16% whites, asians, coloureds-1% other..venda, tonga, nambya, kalanga-1% roughly thats how it is.these are estimates, based on the 1998 census. i dont know how it works out from the 2002 census. i know it hurts because sonkeni we are united agains amashona but that is the reality. i know the minor groups(venda and so on) deserve they're own space but so often they are counted as amandebele...the truth is that in zim nxa ungasoshona you are nothing. its bitter but...thats the world we live in.they outnumber us okokuthi there is nothing we can do.
|
|
Top
|
|
|
|
#12438 - 10/24/03 10:05 PM
Re: Readership
|
Sakhamuzi
Registered: 09/19/03
Posts: 50
Loc: toronto
|
noe! those numbers were really shocking kanti kunengi so okungamagundwane?ahh manje kasilachance lapha kungcono ilizwe lidatshulelwane phakathi ,lathi ukuze si owner amanatural resources amanengi anje ngaboMatopo ,khame lefolosi labohwange labo. the other thing i realised yikuthi amandebele kasizalani kakhulu maybe yikuthi osisi besindebeleni bayasiyala bekhomba amashona ,beqinisa iteam yama opponents khonapho!! so heyi mankazana bonani okungcono lapha siyakhe umthwakazi lowu, singunitshi amajida more more!!!!!
|
|
Top
|
|
|
|
#12440 - 10/30/03 12:35 AM
Re: Readership
|
Sakhamuzi
Registered: 05/30/03
Posts: 65
Loc: Canada
|
Noe asikwazi ukpha i section yesiswineni lapha, wena lokuthi udingani lapha angikwazi !!! wena ufanele ukuthi lapha ko Mthwakazi ungumzukulu kuphela ,lakho nxa ulenhlanhla kumbe ugadwa liswina, asikwazi kodwa pliz sicela utshaye phansi sutshelwa yithina manje abantwana bamajaha esiphuma egwelutshena Lina bondlela ziMhlophe lingangenzi umuntu omubi ngixhakwa nje yileliswina elizithi Ngu Noe KUMBE UYISE WALO NGU JAZELINDIZAYO ANGIKWAZI ENKOSI
|
|
Top
|
|
|
|
#12441 - 12/12/03 05:30 AM
Re: Readership
|
Nkosi
 
Registered: 04/27/03
Posts: 1391
Loc: New York, New York, USA
|
Amavenda, Kalanga, Sotho, Tonga, Swati, Tswana, Nambiya,are not a minority in the country of Mthwakazi.
They can be a minority in Zimbabwe, but not in Mthwakazi, ngoba asikwazi ukuthi kule Minority thina.
Li Zwangendaba.
|
|
Top
|
|
|
|
#12442 - 12/12/03 08:58 PM
Re: Readership
|
Nduna
Registered: 10/18/03
Posts: 436
Loc: Bengo central place
|
Uqedile mfowethu...uyitshaye ekhanda and ngilethemba akula ozaphinda ezwe ngendaba ngoba usubavezele umqondo phakhathi kwemiqondo mntanenkosi Zwangendaba...kuMthwakazi akula minority singazi emaswineni.into ekhona lapha yikuthi sonke silwisa isitha esifanayo ngakho zonke lezi ezinye indimi zingaphasi kukaMthwakazi ngoba singalandela imbali yethu ngibona ingani kukhona lapho esithola khona izinkosi zikaMthwakazi zihlanganisa abantu abehlukeneyo[sotho,venda,kalanga] ekubuyeni kwabo ngaphandle kwamaswina. ngakho sibantu banye ngoba simanyene njalo sibanye.Sotho for life...Mthwakazi forever!! bosso ngendese....ongafuniyo nx! _______________________________________ Sirumula sawuduka katasi haometsoe!!! _______________________________________
|
|
Top
|
|
|
|
#12445 - 08/11/04 02:43 PM
Re: Readership
|
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 653
Loc: Mtubatuba
|
SIBAMBAMAHAWU quote: All the tribes must be encouraged to carve their own identity within Mthwakazi state. All differences must be appreciated and celebrated.
Brilliant baba. And that includes the encouragement of one to be fluent in his language of origin. No pygmy language madoda. No colloquial lingo bandla. Wonke umuntu makakhulume ulwimi lwendabuko yomndeni wakubo lucace kuhle kwenqguza yembuzi!
quote: Mthwakazi knows no hatred, Mthwakazi is one, Mthwakazi is united and will always be.
Hmmn quite interesting.
Uhlangene phezulu, phansi amahele!
uMntongenakudla kaNgogwane waKwaDlangezwa. uVeyane. umcondo yegusha. Inkwali yenkosi.
Inxangiphilile. KwaMtubatuba
|
|
Top
|
|
|
|
#12447 - 08/13/04 08:05 AM
Re: Readership
|
Nkosi
 
Registered: 04/27/03
Posts: 1391
Loc: New York, New York, USA
|
Bafowethu.
Uyisemkhulu kababa, uLUPHEMBE ukhulele endlini ka MLAGELA KHUMALO, induna yebutho le NYANDA.
Ezinye indaba engizikhuluma lapha ngizaziswa yibo kanye abendlu ka Khumalo.
NANKU OKUNYE OKUQAKATHEKILEYO. Embusweni kaMzilikazi kaMatshobane, akuzange kube le HOLI. Leli bala belisetshenziswa nxa kutshiwo imihlobo abalwa layo. Ababengasiboni isizatho sokuhlangana layo leyo mihlobo. Ikakhulu izizwe ezazisesatshelwa amandla azo obuthakathi.
NANKU OKUNYE OKUQAKATHEKILEYO. Isizwe saMANDEBELE besile nhlamvu ezintathu. Lezi nhlamvu bezingatsho ukuqakatheka komuntu esizweni. Bezisitsho nje "The Geographical Origin" yaloyo okukhulunywa ngaye.
ImiNzansi - Labo abeze bevelela ngempumalanga kaKwahlamba. Abenhla - Labo abatholakala endaweni ezithiwa "Lesotho, Bophutha-Tswana, etc namhlanje. AbeTshabi - Labo abatholakale ebudlanondo. Abaka Mambo.
KULENTO EZIMBILI OKUMELE SINGAZIKHOHLWA ESIZWENI SAMANDEBELE: 1. Kuthiwa ngelinye ilanga inkosi yawabutha amabutho ayo. Athe esegiya, yabiza izinduna yazibuza ukuthi akeziyitshele ukuthi emabuthweni la, bangamtshela ukuthi oliNzansi, loli-Tshabi, la-BeNhla ngubani. Kuthiwa zakhangelana izinduna zoma imilomo. Kuthiwa kwaphendula uMhabahaba wathi, "ngemvunulo, lokugiya, asingeke sitsho." Bathi inkosi yathi yiso isizwe sami lesi, okungekho ongaphandle ongazi ukwehlukana kwethu.
2. Kuthiwa uLobhengula esefuna ukuhluthulelwa umbuso ngu MBIKO, ngamabutho kayise awezizwe zenhla lezika Mambo abandisa ubunengi balabo ababemmela uLobhengula. Njalo basebewufundile Umkhonto. Balehlula ke ibutho lobandlululo elika Mbiko. Balichitha, besithi u Lobhengula ubekwe yiNkosi yabo u Mzilikazi, okuphikisayo lokho ushaya INGWADLA.
Umcijo wami ulapha: ISIZWE SAMANDEBELE SAKHIWE NGU MZILIKAZI EHLANGANISA IZIZWE EZEHLUKENEYO. YENA AKAZANGE ABABANDLULULE ABANTWABAKHE. OSEFUNA UKWAKHA ESAKHE ISIZWE ULALO ILUNGELO. KODWA LESO SIZWE ANGASITHI NGAMANDEBELE. NGOBA ASEKHONA AMANDEBELE.
Li Zwangendaba.
|
|
Top
|
|
|
|
#12449 - 11/09/05 01:30 PM
Re: Readership
|
Mafikizolo
Registered: 02/21/05
Posts: 4
Loc: harare
|
Noe Ungakholwa amastatistics amanga lawo owokuthi amashona ayi 86 % of abantu bonke abase zimbabwe. First of all as you mentioned these figures are used for purposes of allocating resources for development and obviously knowing the ppl who this gorvenment they will inflate the firgures of mashonaland whilst suppresing the firgure for byo imagine.Byo had 600000 ppl in the census of 1992 and the same number in 2002.Ukubuno kusenza khonokho ? At the same time you should also bear in mind that most of these ppl who claim to be shona are actually abazukulu bama migrant workers from malai,moza and zambia.the only ppl who can claim to be amashona uqobo singathi ngama karanga wae maswingo.Abanye labo ikakhulu amazezuru lama korekore we can say that up to 50% of them are malawians.amanicaland lakho igcewle abantu be mozambique abanye njalo ngamatshangani okuyiwo agcwele e chipinge le chiredzi.Ungakhohlwa njalo ukuthi ngingathi phose 30-40% of i midlands nagamndebele.So it becomes rather difficult to sustain the figure of 86 % bearing in mind that most of these ppl are foreigners masquareding as shonas and the you could also dispute the figure of 16 % for amandebele if you factor in our presense in the midlands.as for the 1% for other tribes you honestly dont beleive that amatonga awe binga le omay lase kariba lama nambya awe hwange le jambezi ama khalanga e plumtree le khezi lase tsholotsho kunye lamavenda e beitbridge are only 1%of the population of zimbabwe .Unless the above have also been icluded in the figure yamandebele. In conclusion yes the shonas are the majority in this country but the diffrence is not th overwhelming as it is purpoted.
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|